19.11.2012 Views

ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA ... - UZSpace Home

ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA ... - UZSpace Home

ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA ... - UZSpace Home

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

lllVDllongo,(2oo7)utlll:

Bakhuluma ezintingweni, abakhiwa

bayaziqhumela, Uma kwakukhona

owayenabo ekhaya, baphinde

Abawuthandi umsindo.

kodwa

umuntu

bavele.

Abalozi bayafika babuye babambe. Bayezwakala uma befika kuzwakala umsindo

wokuxokozela namazwi ezwakalayo kodwa ababonakaIi. Bafika bahlale

ezintingweni baziqaqa bekhona ezintingweni izindaba banuka umthakathi

bakhombe nenyanga ezosiza.

UKhumalo, (2007) yena uthi:

Abalozi bahlala phezulu ezintingweni,

bakhuluma ngemilozi babhula ngalo ikhwela

bese umakhosi ebahumushela ukuthi bathini.

Kokunye bakhuluma bezwakale ukuthi bathini

bangadingi mhumushi, Bayakwazi nokuthi

bamtshele umangothobana ukuthi kukhona

abantu abezayo nokuthi badinga lusizo luni.

Lesi sangoma sisuke sesibizwa ngokuthi ngumangothobana. Lolu uhlobo

lokugcina Iwesangoma. Abalozi bayakwazi ukumtshela umangothobana umuntu

ozobhula engakafiki. Bamtshela ukuthi labo bantu abazofika badinga lusizo luni

baqambe bayafika sebeyaziwa futhi sebelungiselwe usizo.

UMsimang, (1975:313) uthi:

Emaphusheni aIo ithwasa Iizobezwa laba bantu

abakhuluma ngemilozi kepha lingazi ukuthi

bathini.

Kokunye umngoma 10 ukhishwa yilo idlozi phakathi kwamabili limkhombe

esizibeni esinenhlwathi noma imamba yeziziba noma limkhiphe inqina yezilo,

amabhubesi nezingwe. Idlozi lakhe Iiyazithonya izinyoka zamanzi ezisabekayo

100

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!