23.07.2013 Views

Zulu Sermon for the 4th Sunday in Advent

Zulu Sermon for the 4th Sunday in Advent

Zulu Sermon for the 4th Sunday in Advent

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

abafelwa, silala emahlathini, masisho sithi: Udumo kuNkulunkulu kweliphezulu

nokuthula emhlabeni kubantu. UNkulunkulu esimkhonzayo ungophilayo, uyakuzwa

ukukhala kwethu nemikhuleko yethu. Ngakho-ke masikhuleke singaphezi.

Kulo itekisi lethu lentshumayelo yanamuhla sithola uPawulu uyalobela ibandla

laseKorinte, uyalitshela ukuthi uJehova ungothembekileyo. Akaguquki, unguye

namuhla nayizolo, naphakade uzohlala enguye. Ngakho lokhu sithi uJehova

uthembekile kwabamkhonzayo. Lokhu siyakubona kusukela ensimini yaseEdeni

lapho umuntu esewile esefanele ukufa kwaphakade uNkulunkulu egcwele umusa

nesihawu. Wathembisa ngokuthi inzalo yowesifazane izokuchoboza ikhanda

lenyoka. Okungukuthi uJesu Kristu uyakumnqoba uSathane. Bona-ke abakholwa

nguye, bebhapathizwa egameni lakhe bayakusindiswa. Nembala wafika uJesu

ezweni, washumayela ivangeli lokuthi abantu abaphenduke bakholwe, ngokuba

isikhathi sesigcwalisekile. Ababemuzwa iningi labo lakholwa nguye, njengalokhu

nathi sikholwa nguye. Nokho kwakukhona abaJuda ababemelene nomsebenzi

kaJesu. Babengakholelwa ukuthi nguye lona uNkulunkulu owathembisa ukuthi

uzakuzalwa yintombi. Ngakho lokhu uJesu bagcina ngokuba bambethele

esiphambanweni. Igazi lakhe yilo elesula izono. Yingakho-ke iBhayibheli lithi: Uma

sizivuma izono zethu, uthembikile,ulungile ukuba asithethelele ngenxa kaKristu.

UPawulu uyalitshela ibandla laseKorinte ukuthi loJesu amshumayelayo yena,

noSilvano, noThimothewu uyiNdodana kaNkulunkulu. Ibandla maliqaphele ukuba

lime eqinisweni, ngoba loJesu unguyebo. Kanjani nathi esishumayelayo,

sisashumayela yena loJesu owashunyayelwa ngabaphostoli basendulo. Ngakho,

bazalwane, lahlani ukungabaza, nigcwalise izethembiso uNkulunkulu owazenza

nani. UNkulunkulu othembekileyo uyabiza ukwethembeka kithi ngaso sonke

isikhathi. Uyafuna ukuba sime eqinisweni, ngoba phela izwi lakhe liyiqiniso. Naye

uJesu uyindlela neqiniso nokuphila. Uma sibheka izibalo esinazo emabandleni ethu,

sithola ukuthi sinabantu abaningi abakhona emabhukwini ebandla, kodwa uma

usufuna manje ukubonana nabo, ukhulumisane nabo, kuyamangalisa ukuthola

ukuthi abantu bakhonza ngapha esontweni, emakhaya bakhonza okunye. Ibandla

lize lihlukane phakathi. Abanye bazibona bengcono kunabanye. Konke lokhu

kulethwa ngukungabaza nokungemi eqinisweni lokwethemba iNkosi yethu enguJesu

Kristu, imindeni iyabhidlika, abantu bayamhlubuka uNkulunkulu, bayakhohlwa

masinyane izithembiso abazenza embhapathizweni, emqinisweni, emshadweni,

ekugcotshweni, nokunye okunjalo. Ngakho lokhu uNkulunkulu akakholwa

18. 12. 2011/ ngesonto 04 esikhathini seAdvente - 2 - 04/2012

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!