IsiZulu FAL P1 Nov 2011 Memo
IsiZulu FAL P1 Nov 2011 Memo
IsiZulu FAL P1 Nov 2011 Memo
Create successful ePaper yourself
Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.
IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/(P1) 2 DBE/Novemba 2011

NCS – Imemorandamu

ISIQEPHU A: ISIVIVINYO SOKUQONDISISA

UMBUZO 1

1.1 1.1.1 Indlela efanayo abafundi abagqoka ngayo uma beya

ezikoleni/indlela efanayo abantu abagqoka ngayo. (1)

1.1.2 Kwenziwa ucwaningo. (1)

1.1.3 Inhloso yomfaniswano kwakungukuthi abafundi babukeke

ngendlela efanayo ukuze nalabo abaphuma emakhaya

ahluphekayo bangaveli obala/bangabonakali. (1)

1.1.4 Ngokubathengela umfaniswano/ngokubanika imali/UHulumeni

angakuqeda ukugqokwa komfaniswano. (nokunye) (1)

1.1.5 Akubonakali kahle. (1)

1.1.6 Kulezi zinsuku umfaniswano usetshenziselwa ukuhlukanisa izikole

ngokwamazinga azo /Kubukeka sengathi umfaniswano unika

abazali nabafundi umthwalo ongenasidingo. (2)

1.1.7 (a) Izitolo ezidayisa lo mfaniswano zijwayele ukuba sendaweni

engaphephile.

(b) Abazali kumele balinde kulayini omude uma beyowuthenga.

(2)

(2)

1.1.8 Ngiyavumelana.

Umfaniswano usuyabiza.

NOMA

Angivumelani.

Umfaniswano wenza kube lula kubazali ukuthi bangazitholi

sebephoqwa yizingane zabo ukuthi bathenge izimpahla zokugqoka

ezinamagama abizayo okungagcina sekubabiza imali eningi

ngaphezu kwale abebengayikhokhela umfaniswano. (2)

1.1.9 Kwezinye izikole abafundi abavunyelwa ukungena uma

bengagqokile ngendlela elindelekile. / Esikhundleni sokubhekana

nengcindezi yezifundo abafundi bazithola sekumele bazikhathaze

ngokuthi benze isiqiniseko sokuthi babukeka kahle. (2)

1.1.10 Umoya wokuzwana/umoya wokubambisana/ wokusebenzisana/

umoya wokubumbana/ wokuhlangana. (1)

1.1.11 Umbono. Abukho ubufakazi bokuthi izingane ezigqoke

umfaniswano ziyahlonipha.

NOMA

Iqiniso. Uma umfundi egqoke umfaniswano uzohlonipha ngoba

ubonakala kalula ukuthi uphuma kusiphi isikole. (2)

Akuvumelekile ukukopisha leli phepha

Pheqa ikhasi