ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA BUSOWAKHE ...
ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA BUSOWAKHE ...
ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA BUSOWAKHE ...
You also want an ePaper? Increase the reach of your titles
YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.
IQOQA

Lolu cwaningo luyimizamo enzulu yokuthola izimbangela zokungenwa yidlozi.

Ekucwaningeni ngalesi. sihloko kuye kwavela ukuthi liyini-ke lona idlozi. Kuze

kwabhekwa nezimpawu zornuntu ongenwa yilo idlozi leli. Lokhu kuzosiza kuvule

amehlo ornphakathi ukuba wazi, ususela kulezi zirnpawu ukuthi luhlobo luni lokugula

okuphethe umuntu ogulayo. Maningi arnaphupho aphushwa abantu kodwa lolu cwaningo

lukwazile ukwehlukanisa arnaphupho awuphawu lokungenwa yidlozi ernaphusheni

ajwayelekile. Urnuntu ongenwa yidlozi ugula ngezifo eziningi elashwa ngemithi

yezinyanga kodwa kubenhlanga zimuka nomoya. Lo moya wedlozi kuyatholakala ukuthi

awuharnbi wodwa kodwa uhamba namandawe namandiki. Lolu cwaningo lube

nokulandelela lufuna iqiniso ngale mimoya yamandiki namandawe. Kutholakale nemithi

yokuyehlisa Ie mirnoya ewubulawu obumhlophe. Kucwaningwe nangendlela aphehlwa

ngayo amagobongo okuyibharnisa Ie mimoya,

lsahluko sokuqala sicacisa kuthi bha izinhloso zalolu cwaningo. Kulezi zinhloso kuvela

nenkuthazo ekbuthaze umcwaningi ukuba acwaninge ngalesi sihloko. Ubekwenza

elandela ukusuka nokuhlala kwamasiko alandelwayo uma urnuntu engenwa yidlozi. Kuso

lesi sabluko kuyacaciswa ukuthi liyini lona idlozi, kubukwa nemininingwane

elandelwayo ekuthwasiseni umuntu. Kulesi sabluko kubhekwa nendima okuzohanjwa

kuyo eyimingcele yocwaningo. Lokho kusiza ukuthi 10 msebenzi ungahambi umathanda

kodwa uqoqeke.

Isahluko sesibili yisona esesingena shi emsebenzini ozokwenziwa Kulesi sahluko

kubukwa eduze ukungenwa umoya wedlozi futhi kubhekwa nezinhlobo zamadlozi

angangena umuntu. Yingani la madlozi eqoka 10 muntu arnqokayo? Asuke eqondeni

ngalokhu kumkbetha? Uphawu olugqamile lokungenwa yidlozi ukugula, Zifo zini

ezitholakala kumuntu ongenwa yidlozi? Mizamo mini ezanywa abantu basekbaya

ukurnsiza 10 muntu wabo?

IV