13.07.2015 Views

Zulu - word4world.com

Zulu - word4world.com

Zulu - word4world.com

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

UNkulunkulu uyakuthanda.NGOKUKAJOHANE 3:16Ngokuba uNkulunkulu walithanda izwe kangaka, wazewanikela ngeNdodana yakhe ezelwe yodwa ukubayilowo nalowo okholwa yiyo angabhubhi, kodwa abenokuphila olouphakade.KWABASEROMA 5:8Kepha uNkulunkulu uyabonakalisa ukusithanda kwakhengalokhu ukuthi, siseyizoni, uKristu wasifela.1 KAJOHANE 3:1Bhekani uthando olungaka asinike lona uBaba lokubasithiwe singabantwana bakaNkulunkulu; futhi aiyibo.Ngalokho izwe alisazi, ngokuba alimazanga yena.1UNkulunkulu unohlelongempilo yakho.NGOKUKAJOHANE 10:10Isela kalizi kungengokweba nokubulala nokubhubhisa;mina ngize ukuba babe nokuphila, babe nakhokuchichime.KWABASE-EFESU 1:11Kuyena esabelwa futhi ifa kuye, esakumiselwangaphambili ngokwesimiso salowo osebenza izintozonke ngokunquma kwentando yakhe.KWABASE-EFESU 3:11Ngokwecebo laphakade alenza ngoKristu Jesu iNkosiyethu.2 KUTHIMOTHEWU 1:9Owasisindisa, wasibiza ngobizo olungcwele,kungeengokwemisebenzi yethu kepha ngokwelakheicebo nomusa, esawuphiwa kuKristu Jesu zingakabikhoizikhathi.2


Ungaphikisana necebolikaNkulunkulu ngawe.NGOKUKALUKA 7:30Kepha abaFarisi nezazimthetho balenza ize icebolikaNkulunkulu maqondana nabobengabhapathizwanga nguye.NGOKUKAMATHEWU 23:37Jerusalema, Jerusalema, wena obulala abaprofethinokhanda ngamatshe abathunyelwe kuwe, kukangakingithanda ukubuthela ndawonye abantwana bakhoniengesikhukukazi sibuthela amazinyane aso phansikwamaphiko aso, kepha anivumanga.3Ngenxa yezono zakho,wehlukene nothando lukaNkulunkulu necebo lakhengempilo yakho.KWABASEROMA 3:23Ngokuba bonke bonile, basilalelwe inkazimulokaNkulunkulu;KWABASEROMA 6:23Ngokuba inkokhelo yesono ingukufa, kepha isiphosomusa sikaNkulunkulu singokuphila okuhakadekuKristu Jesu iNkosi yethu.NGOKUKAJOHANE 8:34UJesu wabaphendula wathi: “Ngiqinisile, ngiqinisilengithi kini: Yilowo nalowo owenza isono uyisigqilasesono.4


Lesosahlukaniso siholelaekwahlulelweninasekubhujisweni.KWABASEROMA 2:5-6Kepha ngobulukhuni bakho nangenhliziyoengaphendukiyo uzibekelela ulaka ngosuku lolakanolokwambulwa kokwahlulela okulungileyokukaNkulunkulu oyakuvuza yilowo nalowongokwemisebenzi yakhe;KWABASEROMA 2:16Ngosuku uNkulunkulu ayakwahlulela ngalookufihliweyo kwabantu ngokwevageli lami ngoKristuJesu.KUMAHEBERU 9:27Futhi njengalokhu kumiselwe abantu ukuba bafekanyem emva kwalokhu ukwahlulelwa.51 KUTHIMOTHEWU 4:1Kepha uMoya usho ngokuchachileyo ukuthingezikhathi zokugcina abanye bayakuhlubukaekukholweni, benaka omoya abadukisayo nezifundisozamademoniISAMBULO 21:8Kepha amagwala, nabanbakholwayo, nabanengekayo,nababulali, nezifebe, nabathakathi, nabakhonzaizithombe, nabo bonke abaqamba amanga, isabelokabo siyakuba sechibini elivutha umlilo nesibabule,okungukufa kwesibili.”NGOKUKAMATHEWU 25:46Laba bayakumuka, baye ekujezisweni okuphakade,kodwa abalungileyo baye ekuphileni okuphakade.”2 KWABASETHESALNIKA 1:8-9Elangabini lomlilo, ephindesela kwabangamaziuNkulunkulu nakwabangelaleli ivangeli leNkosiyethu uJesu, abazakunikwa isijezisoesingukubhujiswa okuphakade, basuke phambikobuso beNkosi naphambi kwenkazimulo yamandlaakhe,6


Impendulo iyodwa, ikhambilalesosehlukaniso lilodwa,nguJesu Kristu.NGOKUKAJOHANE 14:6ujESU WATHI KUYE: “Mina ngiyindlela, neqiniso,nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami.IZENZO 4:12“Ayikho insindiso ngomunye, ngokuba alikho futhielinye igama phansi kwezulu elinikiwe ebantwini,esimelwe ukusindiswa ngalo.”KWABASEROMA 5:8-9ZKEPHA uNkulunkulu uyabonakalisa ukusithandakwakhe ngalokhu ukuthi, siseyizoni, uKristu wasifela.Ngakho kakhulu sesilungisisiwe ngegazi lakhe,siyakusindiswa ngaye olakeni.KWABASE-EFESU 1:7Esinokuhlengwa kuye ngegazi lakhe, ukuthethelelwakwezono ngokwengcebo yomusa wakhe.71KWABASEKORINTE 15:3Ngokuba okokuqala nganinika lokho engakwamukelanami ukuthi uKristu wafa ngenxa yezono zethunjengokwemibhalo,8


Akwanele ukwazi lokhunoma ukukholelwa kukho.EKAJAKOBE 2:18-26Kepha omunye uyakuthi: “Wena unokukholwa, minanginemisebenzi;” ugibonise ukukholwa kwakhoagaphandle kwemisebenzi, nami ngizakukukhombisaukukholwa ngemisebenzi yami. Weni uyakholwaukuthi uNkulunkulu munye na? Wenza kahle;namademoni ayakholwa, athuthumele. Kepha wenamuntu ongelutho uyathanda ukuqonda ukuthiukukholwa ngaphandle kwemisebenzi kuyize na? U-Abrahama ubaba wayengalungisiswa yiningemisebenzi enikela nendodana yakhe u-Isaka e-altare na? Uyabona ukuthi ukukholwa kwasebenzakanye nemisebenzi yakhe nokuthi ukukholwakwapheleliswa ngemisebenzi, Kwagcwalisekaumbhalo oghi, “Kepha u-Abrahama wakholwanguNkulunkulu, kwabalelwa kuye ukuthikungukulunga, “wabizwa ngokuthi umhlobokaNkulunkulu. Niyabona ukuthi umuntuuyalungisiswa ngemisebenzi, kungengokukholwakuphela. Kanjalo-ke noRahabi isifebewayengalungisiswa ngemisebenzi yini, ezamukele9izithunywa eziphumisa ngenye indlela na? Ngokubanjengalokhu umizimba ngaphandle komoya ufile,kanjalo nlkukholwa ngaphandle kwemisebenzi kufile.NGOKUKAJOHANE 12:42-43Nokho abaningi nasezikhulwini bakholwa nguye,kodwa ngenxa yabaFarisi abakuvumanga, funabakhishwe esinagogeni; ngokuba babethanda udumolwabantu kunodumo lukaNkulunkulu.10


Mamukele uKristungokwemigomo yakheukuze ube ngowakhe.Lokho kudinga:A. Ukholo.NGOKUKAJOHANE 3:16Ngokuba uNkulunkulu walithanda izwe kangaka,waze wanikela ngeNdodana yakhe ezelwe yodwaukuba yilowo nalowo okholwa yiyo angabhubhi,kodwa abe nokuphila okuphakade.KUMAHEBERU 11:6Kepha-ke ngaphandle kokukholwa akwenzekiukumthokozisa; ngokuba ozayo kuNkulunkuluumelwe ukukholwa ukuthi ukhona nokuthiungumvuzi walabo abamfunayo.11B. Ukuphenduka.NGOKUKALUKA 13:3Ngithi kini: Qha, kepha uma ningaphenduki,niyakubhubha kanjalo nonke.IZENZO 2:38UPetru wayesethi: “Phendukani, yilowo nalowoabhapathizwe egameni likaJesu Kristu kukhoukuthethelelwa kwezono zenu; khonaniyakwamukeliswa isiphiwo sikaMoya oNgcwele.12


C. Ukuvuma ukholo lwakho.NGOKUKAMATHEWU 10:32Ngalokho-ke yilowo nalowo oyakungivuma phambikwabantu, nami ngiyakumyuma phambi kukaBabaosezulwini;KWABASEROMA 10:9-10Ngokuba uma uvuma ngomlomo wakho ukuthi uJesuuyiNkosi, ukholwa enhliziyweni yakho ukuthiuNkulunkulu wamvusa kwabafileyo, uyakusindiswa;ngokuba umuntu ukholwa ngenhliziyo kubengukulunga, ngomlomo uyavuma kubengukusindiswa.13D. Ubhabhathizo.IZENZO 2:38-41UPetru wayesethi: “Phendukani, yilowo nalowoabhapathizwe egameni likaJesu Kristu kukhoukuthethelelwa kwezono zenu; khonaniyakwamukeliswa isiphiwo sikaMoya oNgcwele.Ngokuba isithembiso ngesenu nesabantwana benu,esabo bonke abakude, bonke iNkosi uNkulunkuluwethu eyakubabiza.” Wafakaza nangamanye amazwiamaninge, wabayala wathi: “Zisindiseni kulesisizukulwane esiphambeneyo.” Ngakhoabalamukeleyo izwi lakhe babhapathizwa,kwenezelwa ngalowo muhla abantu kungathiizinkulungwane ezintathu.IZENZO 22:16Manje-ke ulibalelani na? Sukuma, ubhapathizwe,uhlambulule izono zakho ngokukhuleka egamenilakhe.’14


KWABASEROMA 6:3-4Kumbe anazi yini ukuthi sonke esabhapathizelwakuKristu Jesu, sabhapathizelwa kukho ukufa kwakhena? Ngakho sembelwa naye ngokubhapathizelwakukho ukufa ukuba njengalokho uKristu wavuswakwabafileyo ngenkazimulo kaYise, kanjalo nathisihambe ekuphileni okusha.1 KAPETRU 3:21enisindiswa ngawo manje nani ngokomfanekiso,okungukuthi ngombhapathizo, kungesikho ukususainsila yenyama kepha ukucela uNkulunkuluunembeza omuhle. ngokuvuka kukaJesu Kristu.KWABASEGALATHIYA 3:26-27Ngokuba nonke ningabantwana bakaNkulunkulungokukholwa kuKristu. Ngokuba nonkeenabhapathizelwa kuKristu nembatha uKristu.15U m a u s u z i f u n d i l e z o n k eizimfundiso ezikulencwajana kodwaungakaze ukholwe kuJesunjengendodana kaNkulunkulu,ungakaze unikele impilo yakhokuye, ungakaze uvume ukholo,ungakaze ubhapathizwe, ungathandaukwenza lesosinqumo njengamanje?Lesisingaba isinqumo esibalulekekakhulu ongasenza empilweniyakho. Uma ususenzile isinqumothintana nomfundisi oseduzanenawe. Ungalibali. Inkosi ikubusise.16

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!