30.01.2013 Views

TB can be beat Zulu_NewDOH.indd - Anova Health Institute

TB can be beat Zulu_NewDOH.indd - Anova Health Institute

TB can be beat Zulu_NewDOH.indd - Anova Health Institute

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

I-TB yisifo esibangelwa ngama-bacteria (amagciwane)

angena emzimbeni ngomoya kanti futhi silimaza

amaphaphu. Yisifo esinzima kodwa siyelapheka.

Ngabe sisabalala (sanda) kanjani?

Uma umuntu one-TB ekhwehlela, ethimula noma

ephimisa, amagciwane e-TB aphumela emoyeni.

Noma ngubani ngubani ohogela lo moya angangenwa yi-TB.

Ngubani othola i-TB?

Abanye abantu bakholelwa ukuthi uthola

i-TB kuphela uma uhluphekile uhluphekile noma noma

unesifo sotshwala (an (an alcoholic). Lokhu

akulona iqiniso. Noma ngubani angathola

i-TB kanti kuncike kuncike ngokuthi ngabe

umzimba umzimba wakho wakho ulwa ulwa kanjani nesifo.

Kuzoba nzima nzima ukulwa nesifo nesifo uma:

• ungadli ukudla okufanele

nokunomsoco nokunomsoco kanti kanti futhi ungaphumuli

ungaphumuli

ngokwenele.

• uphuza kakhulu utshwala noma

ubhema.

• unezifo ezifana ne-high blood pressure,

i-diabetes i-diabetes (isifo sikashukela), i-HIV noma

i-AIDS.

Abanye abantu bakholelwa

ukuthi ukuthi uma une-TB kusho ukuthi

uthakathiwe, kodwa lokhu akulona

iqiniso. iqiniso. I-TB isifo esibangelwa

ngamagciwane ngamagciwane kanti kulula

ukuselapha.

Izimpawu (signs) nama-symptom

• Ukukhwehlela okungapheli.

• Ukungathandi ukudla kanye nokonda.

• Ukujuluka ebusuku.

• Ukukhathala nokuphelelwa amandla.

• Ukukhwehlela igazi

• Ukuphelelwa ngumoya lapho

uphefumula.

• Izinhlungu esifubeni.

• Imfi va (fever).

Ngabe wazi kanjani lapho une-TB?

• Ekliniki umuntu okhombisa izimpawu ze-TB uzocelwa

ukuthi akhwehlele afake isikhwehlela ebhodleleni

elincane.

• Isikhwehlela sizohlolwa elabhorethri, kanti uma

kutholakala amagciwane e-TB umuntu uzoqala

ukuphuza ukuphuza imithi yokwelapha i-TB.

• Uma une-TB abantu abahlala nawe nabo kumele

bahlolwe.

Ukwelashelwa i-TB

• I-TB ilapheka nokunyangeka ngokuphuza

i-combination (inhlanganisela) yamaphilisi

izinyanga eziyisithupha noma ezingaphezulu.

• Kubalulekile ukuphuza imithi yakho

njengoba ulayelwe ngumsebenzi wezempilo

kanti futhi uya njalo ukuyohlolwa ngezikhathi

ezibekiwe.

• Ngesikhathi welashwa, kuzokwenziwa uhlolo

emavikini emavikini amabili kanye nasezinyangeni

nasezinyangeni

eziyisithupha ngemuva kokuqala ukuphuza

imithi yokwelashwa ukubona ukuthi ngabe

imithi isebenze kahle.

• Musa ukuyeka ukuphuza imithi kuze kube

umsebenzi wezempilo uthi yeka. Lokhu

kubaluleke kakhulu.

I-Drug resistant TB i-TB engasezwa mithi

(MDR kanye kanye ne-XDR TB)

• Uma ungalandeli ngokufanele nokuyikho ukuphuza

amaphilisi akho okwelashelwa i-TB, ngokuthi

ungaphuzi onke amaphilisi amaphilisi akho noma ubuye

ungawaphuzi kwezinye izinsuku, ungaba ne-drug

resistant TB.

• Lokhu kuyingozi kakhulu, ngoba ugcina

ungaselapheki.

• Ingadlulelwa nakwabanye abangakaze babenayo

i-TB. Lokhu kuzobeka ohlala nabo engozini.

• Lokhu yisizathu esenza ukuthi abantu abane drug

resistant resistant TB bahlaliswe ewadini yabo bodwa

esibhedlela isikhathi eside.

Ama-side-effects (imiphumela engemihle)

avamile emithi ye-TB yilena:

• Ukucanuzelelwa yinhliziyo.

• Amakrempu noma ukunwayizela ngaphansi

kwezinyawo (okubizwa ngokuthi yi-peripheral

neuropathy).

• Izinhlungu ezihlabayo.

• Ukushintsha kombala womchamo wakho

nezinyembezi.

• Ukuqubuka kwesikhumba.

Uma unama-side effects, kumele ungayeki ukuphuza

imithi yakho ye-TB ngokwakho. Qhubeka nokuyiphuza

imithi yakho kodwa yiya kudokotela noma unesi

ubatshela ngokwenzekayo kuwe. Bangakunikeza

umuthi wokuyekisa ukucanuzelelwa yinhliziyo

(nausea) kanye nowamakrempu.

Usekelo lokwelashwa

• ENingizimu Afrika, indlela abantu

abaphuza ngayo imithi ye-TB ibizwa

i-DOTS. I-“DOTS” imele ukuthi:

Directly Observed Treatment Short

Course.

• Abasekeli be-DOTS kuvamise

ukuba ngabasebenzi bezempilo

abasiza abantu ukuphuza

imithi ye-TB. Buza ekliniki

yangakini ngale nhlobo

yosekelo.

Yini ubuhlobo phakathi kwe-TB kanye ne-

HIV?

• Uma une-HIV, i-HIV ihlasela amasosha omzimba,

kanti lokhu kusho ukuthi uzogula kalula. Esinye

sezifo ezivamile ozitholayo yi-TB.

• Kubalulekile ukuthi uma une-HIV uhlolelwe i-TB kanti

uma une-TB kumele uhlolelwe ne-HIV ukuze uthole

imithi eyiyo eqondane ngqo.

Imithi ye-TB kanye nama-ARV

• Kuye ngezinga le-CD4 count yakho, odokotela

bazokwelapha i-TB kuqala, ebese belandelisa

ngama-ARV ngemuva kwamaviki amabili noma

izinyanga ezimbili.

• Imithi yokwelapha i-TB ingaphatha kabi isibindi.

Lokhu kusho ukuthi uma uphuza imithi yokwelapha

i-TB akumele unikezwe imithi yama-ARV

ebandakanya i-Nevirapine, nayo engabangela

ukulimala kwesibindi. Kunalokho, kumele uphuze

imithi ebandakanya ama-Efavirenz.

Le phamfl ethi (le ncwajana) ithole usizo lwemali ngokusekelwa ngabohlelo oluvela kwi-

US President’s Emergency Plan for AIDS Relief (PEPFAR) oluvele kwabe-US Agency for

International Development ngaphansi kwesivumelwano se-Cooperative Agreement No.

674-A-00-08-00009-00 ngabe-Anova Health Institute. Imibono evezwe kule-phamfl ethi

akuyona nje kuphela imibono yabe-PEPFAR noma abe-USAID.

National AIDS Help Line – 0800 012 322 (toll free)

Ungaxhumana nabe-HIVSA ku:

Ucingo: +27 11 494 1900

Ifekisi: +27 11 494 2365

PO Box 3869

Southgate, 2082, South Africa

Odinga ukukwazi mayelana ne...

Tuberculosis (TB)/

isifo sofuba

IsiZulu

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!