29.12.2012 Views

KwaMagwaza Hospital News Letter Volume 1 Issue 1

KwaMagwaza Hospital News Letter Volume 1 Issue 1

KwaMagwaza Hospital News Letter Volume 1 Issue 1

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

VOLUME 1, ISSUE 1 UVOLWETHU

KwaMagwaza Hospital asingcini ngokuba ama Health

care providers, we also strive to keep our staff fit and

healthy. Ngo August kwakune District Tournaments.

ITEAM YE NETBALL

Abadlali bethu besilisa bawina imidlalo emibili baba ne

draw eyodwa. Sasingeke singawini neyodwa yemidlalo

ngoba sasidlala ngomjezi omusha sha. Akugcinanga

lapho ngoba abadlali abangu 6 bakhethwa ukuthi badlalele

iDistrict Squad.Labo kwaba ngo Syanda

Mthimkhulu, Zamo Msomi, Thamsanqa Masango

noNtobeko Zungu amantombazane Tholi Ndlovu,

Nana Khumalo and M.Z Ngqubuka

SPORTS

Uma ucabanga ukuthi asinabo abadlali lapha kwamagwaza

shame on you we have most excellent players.

Sibonga bonke abalandeli bebhola lezinyawo nenetball.Uma

uthanda ukudlala itennis ungajoyina abadlali

betennis eMelmoth Tennis Club lapho kusuke

kukhona abadlali abahlukene abasuka eMelmoth

Clinic, Department of education nabanye.Ungasaleli

emuva ngcina umzimba wakho ubukeka kahle futhi

uHealthy

I TEAM YE SOCCER

Ubuwazinje ukuthi uLinda akazinikele kuPersal

kuphela? Ubungazi!! Hey wadlala amagames

angu 4 engaphumuli kungangeni noma iyiphi

inhlobo ye goal epalini.

Sasingaba yini kodwa ngaphandle kuka Ngwane

.Wenza sure ukuthi abadlali bayaneliseka

ngezidingo zabo futhi badlala ngomjezi omusha

omuhle.

uThami waba umdlali ovele kwi District yonke.

WELL DONE BOY!!!!

Well done guys !!!!

15

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!