19.11.2012 Views

c2fht;z$r - UZSpace Home

c2fht;z$r - UZSpace Home

c2fht;z$r - UZSpace Home

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

witchdoctor. Scene of fighting in 1888 between

the rival Zulu Chief UZibhebhu and King

Dinuzulu.

Idolobha elingurngamu ongama-45krn kusukela

eMahlabathini lingaseNingizimu ngama-64krn

edolobheni laseMagudu, laqambeka ngonyaka

we-1887 futhi labe lenganyelwe uMkhandlu

weZempilo kusukela ngonyaka we-1946. Labe

liqanjwe ngabakwaNdwandwe ababakhe bephila

kule ndawo. Lethiwe kuphindwa ngokwesigodi

sakwaNongoma indawo yethiwa ngobukhona

bezangoma bathakathi Zulu Nongoma Idolobha

lapho kwaba isizinda sempi phakathi kweNkosi

UZibhebhu neSilo uDinuzulu.

Ucwaningo aluvumelani nalo mbono kaRaper wokuthi isangoma yl­

"whitchdoctor" ngesiNgisi. Kumele akubeke ukuthi ngelesiNgisi yi-spiritual

diviner noma spiritual healer. Lokhu kuphambana kakhulu nosikompilo

Iwabantu bangaleyo nkathi ngokuthi owayenobuthakathi wayechuma kanjani

kuze kwethiwa ngaye indawo. Ngokosikompilo Iwasemandulo umthakathi

wayebulawa, engafunwa, eyichilo nento enyanyekayo esizweni. Pho

yayingaqanjwa kanjani indawo ngaye? Singavurna uma kuthiwa kwakuyinyanga

edumile hhayi umthakathi odumile.

Okunye okuyinkinga ngokuqambeka kwamagama, ukutholakala kwamagama

eyindida ngenxa yokwazeka kwegama lisho okuthile kanti selichaza okuthile

ngokwethiwa endaweni. Ngesenzo somuntu othile igama liguquke lithole enye

incazelo. KwaNongoma enhla nezwe lakwaZulu, indawo kwaNjinwayo

seliguqukiIe kwaba ikwaHolinyoka. T..TNjinwayo kwabe kungumuzi wendoda

yakwaKhumalo. Kepha isenzo sendoda ebizo layo lingaziwanga eyabonakala

ihudula inhlwathi ende, yadala igama ukuba leli gama liguquke.

Ngokunjalo igama lizithola liqoqeleke kuleyo ndawo linencazelo eyazl\vayo

njengeNtumbana. Leli gama lichaza amantshomsho enyamazane anikwa

abazingeli ababebambe iqhaza ngenkathi myamazane ihlinzwa. Kungaba

41

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!