29.12.2012 Views

ucwaningo lwamagalelo ka-mm mason00 ekubhalweni kwenoveli

ucwaningo lwamagalelo ka-mm mason00 ekubhalweni kwenoveli

ucwaningo lwamagalelo ka-mm mason00 ekubhalweni kwenoveli

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

OIunye uhlangothi ngesu yiIoIo oIuthi Iiwukusho into efanayo ngezindIeIa

ezingefani. KukhuIunywe ngomangobe esikhundIeni sekati, ngentshitane

esikhundleni sembuzi. Sithi: indlala ivale ngehlahIa esizweni esinsundu,

esikhundIeni sokuthi: inkemane isibaqediIe abantu besizwe esimnyama.

KunjengokukhahIeIa ibhoIa likanobhutshuzwayo. Bonke abadIali abasuke

besensimini basuke belikhahlela ibhola, kodwa hhayi ngezindIeIa ezifanayo.

Abanye bathi beIikhaba ngezinyawo zakwesokudla, abanye balivatheIe

ngesinxele. Abanye balikhe ngobuchwepheshe obulijikisa, lidilingane liIable

umkhondo emoyeni, abanye baliqumuze sakulicasukeIa nasakuIixosha eduze

kwabo. Kuthi uma abanye beIibamba kube sengathi balibamba ngenomfi

ezinyaweni, kwezinye izimambana kube sengathi ibhoIa lizishaya emadwaleni.

Phezu kwakho konke Iokhu kwehIukana kwendIeIa yokwenza, okusuke kwenzeka

ukuthi honke Iaba badlali basuke bedlaIa ibhola likanobhutshuzwayo. Kwenzeka

kanjalo-ke nasendleleni yokubhala, into eyodwa ingabhaleka ngamasu

nangezindIeIa ezahIukene.

Indaba yesu ingabuye ibukwe nangohlangothi lwesikhathi. Uma sijeqeza

emanovelini esiZulu kucaca ukuthi kuvama ukubakhona ukwehlukana kwezindlela

okwakubhalwa ngazo ezikhathini zeminyaka ethiIe. Lokhu sikubona kufanele

ukubizwa ngokuthi kuyisu laleyo minyaka. UMaphumulo (1995:91-94),

amanoveli asashicileIwa uwehlukanise izigaba ezintathu:

A. Imibhalo emidala yesiZuIu (1920-1940),

B. Imibbalo ephakathi yesiZulu (1940-1960),

C. ImibhaIo yesimanje/emisha yesiZulu yona esukela enyakeni ka-I96I

kuze kuyoma ku-1988.

KuIokhu kwehlukanisa okuncomekayo kukat\1aphumulo, okunye okupha\\ulekayo

ngakho ukuthi kuhambisana nanokwehlukaniswa kwezindikimba. Ukwehlukana

33

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!