29.12.2012 Views

ucwaningo lwamagalelo ka-mm mason00 ekubhalweni kwenoveli

ucwaningo lwamagalelo ka-mm mason00 ekubhalweni kwenoveli

ucwaningo lwamagalelo ka-mm mason00 ekubhalweni kwenoveli

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

abantu abacishe ba2ane khona bonke, hhayi iGoli kanye neSoweto. Kubonakala

sengathi le ndawana imphunyulole okaDingiswayo.

Encwadini ethi Isigcawu &nkontolo (1990), sithola uhlobo lomphenyi

olungahambisani nendlela okujwayelwe ukuchazwa ngayo umphenyi

wenoveli yophenyo, ethi kuvama ukuba umseshi ozimele. Lapha umlingiswa

obambe iqhaza lokuphenya, ngummeli uNgubane. Uphenya udaba

lwemvalamlomo efunwa emndenini wakwaKubheka njengoba besesishiIo

phambilini. UNgubane uqala ukukhombisa ubuhlakani bakhe ngokwenza isu

lokuxabanisa izigebengu ezifuna imvalamlomo. Lokhu ukwenza ngokuguqula

incwadi enenani lemali ezaziyifunile. Kuyavela ngenkathi sekuthethwa icala

ukuthi leli 50 lasebenza ekuxabaniseni uMhlobo noMagwegwe.

Ukukhalipha kukaNgubane kuphinde kwavela ngenkathi esecupha umgoga

wakhe wokugcina. Waqasha abatshuzi bakwaNdlovu ukuthi bamelekelele

aguqule imali eyayisesikhwameni sikaZethu Kubheka esasiwele edanyini,

afake eyakhe enezinornbolo ezaziqoshiwe ebhange. Phela ngalokhu wayecupha

Iowa owayezozama ukuyenyula le mali. Nangempela yiyo lemali egcina

isingubufakazi obunesisindo sokuthi ngempela uMagwegwe uyathinteka

ecaleni lemvalamlomo nelokubulawa kukaMhlobo.

Kungaba khona ukwehluka Icwemibono engxenyeni yolcwethulwa Icobufakazi

bokuthi uMagwegwe ngempela ongumbulali. Kunezindawana esithola

uNgubane esesigodlela ukuthi ufinyelele kanjani ebufakazini abethulayo

enkantolo. Njengolcuthi akuzwakali ukuthi yini ebangele ukuthi asole ukuthi

akuyena UZethu obulele uMhlobo. Ekubeni UZethu ezisholo yena ukuthi

umdubulile umuntu, nolcuthi wadubula maqede isibhamu sagxumbukela

emaJ1Bni. Kokunye kuzwakala sengathi ukunaka kuIGLN"gubane izinto ezincane

ngokweqile lcubuye kube sakuqagela kakhulu kunokuphenya. Ngamanye

amazwi akukholeki, Masondo (1990 8:2(4):

lsikebhe satholakaJa sinentanjana. Levo mambo Ylyona

eyasetshenziswa uma kuboshwa uMhlobo.

86

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!