29.12.2012 Views

Siqopha umulando (We mekin histri) - Centre for Civil Society

Siqopha umulando (We mekin histri) - Centre for Civil Society

Siqopha umulando (We mekin histri) - Centre for Civil Society

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

kangakanempokophelo kubantu basePalstina. Ngaleziya zinsuku ethekwini imashi yathatha

imcabango yabaningi

Kwazwakala izingoma zempizakudala. Abafundi beza nezithombe. I-Anti Zionist

Rabbiesibambene izandla nabasePalestina, kwakujatshuliwe,kuhlekwa

kunesizotkwakungekho mholi.Abantu ababelapho babengenandaba nezintatheli.

Amakhulu amahlanu abantu ababevela eAfrika kwamukelwana. Noma ngubani

wayesengabakhulumela babengeke bavume ukuphinde bahlukumezeke ezweni labo,

bengenandawo, amanzi,ugesi ,izwe,isithunzi,kanye nethemba. Konke lokuhlanganiswa

ngaphansi kwesithunzi sabaphathi , umholi nezinkampani . Ngokushesha khona

okwakusemoyeni bazinikela bagijima, ngokunga naki nangenjabulo bephokophele ikusasa

ukuhlangana kwakukubantu la namanje , bemezela phezulu nase moyeni . Wonke umuntu

wayezinikele kwakuyinto enhle nje futhi uzwa ukuthi akekho oyokukhohlwa lokuya

bumnandi ngendlela okwaku zwakala ngayo .

Ngenkathi abamashi befika lapho okwakuvimbe khona amaphoyisa eINTERNATIONAL

CONVENTION CENTRE lapho kwaku banjelwe khona i ngqungquthela , kwakunesizotha

izigubhu zishaya ngoku shesha amaphoyisa aphinde akhipha omunye owaye vimbela abantu.

Kwasekukhona nabaholi amaphoyisa agibela phezu kwemoto nombhobho kodwa abantu

abanga nandaba, babezigibele phezulu kwezimoto bememeza beti “Mbeki unamanga futhi i

ANC iyimbangela yo bandlululo emhlabeni. Amaphoyisa ayezi mele lapha kodwa abaholi

babekwazi okufanele bakwenze. Kwakusa phele unyaka nje vo amaphoyisa edubule abulala

umfundi enyuvesi yase Thekwini, babesemashini eyayilwa no kishwa kwabafundi

abahluphekayo emakilasini. Owayehola imashi wabiza uthabo Mbeki ngo Kofi Anan ukuzo

thatha incwadi yezi khalo zabo. Osesikundleni esiphansi kwe United Nations wathunywa

ukuba kube nguye othatha izikhalo zabantu. Abantu bamemeza ngoku casuka , umama

omdala wakhala ngokuthi umongameli akafuni ukuhlangana nabantu , wase ememeza

ethi”Bakwethu leya ndoda iyasijwayela” Kwaba khona uhleko olukhulu .

Bonke bavumelana ngokuthi imakethe ayisiyona unkulunkulu inkosikazi enamehlo

acwebezelayo eluke impithi ende eyayi gqoke izimbadhadha nesi kibha esi balwe ukuthi

“Ngiyumjuda obomvu .“ngesilungu nebhulukwe yadlula amaphoyisa ibonakala ukuthi

ibomvu “Amanga a Mbeki ayisifo ngempela.” Umfana owaye ndwangu yamapalestina

emahlombe akhe wazama ukuziyisa ngaphambili. Ngokusaba inkosikazi yamnika iphepha le

Pablo Neruda le Odes, yalithatha kamnandi nango buso obu monyozelayo.

Abaholi batshela izinkumbi zabantu ukuthi sekuyisikhathi sokuya emhlanganweni owawu se

Hoy Park. Abantu basho kanye kanye bathi ICC, ICC, ICCbaqede bagijima bephuthuma

ukuyovimba.kwase kuthi umashali weSDFwaneka izandla.buyelani emumva, buyelani

emumvakepha abantu bamzima baqhubeka bagijima emuva kwakhe bavele bamemeza

kakhulu kunakuqala.amaphoyisa aqala ukwehlisa amhawu nezigqoko.abantu baqala bashaya

itoy toyi.ababhikishi bazizwa benamandla .abantu babeqgoke izkibha ezazibhalwe ukuthi

ukngabi namhlaba ubandluluo.umashali wabe esnikezwa umbhobho wokumemeza.,wabe

esethsela abantu ukuthi abye eHoy park. Abantu bampendula ngokuthi “fusegi”kwase

kwaxokozelakakhuul kunakuqalaungakubani kanti wena bembuzawathi noma ezama ukusho

iziqubulo ezimelene nobandlululokwaphelea emoyeni nje lokho.yabe isihlaihlanganisa

izikhali ukuze kuvinjezelwe ngazo abantungamaphoyisa.kwazwakala izwi liemeza

“shona malanga”wonke umuntu wakhomba e-ICC ngenkathi kuqala leliculoelalinamavesi

ayethi akubulawe isitha ngebhazuka, basigingqa isivimbo sokuqala kanjalo kanye

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!