10.07.2015 Views

Download 457 KB: IsiZulu - Ugu District Municipality

Download 457 KB: IsiZulu - Ugu District Municipality

Download 457 KB: IsiZulu - Ugu District Municipality

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

PAIA MANUALUmphakathi udinga lolu lwazi ukuze uqonde kangcono izinqumo ezithathwa uMasipala weSifundaUgu ngomphakathi. Ukucobelelana ngolwazi kuyodala ukuthi inkululeko yethu ivuthwe futhi iqine.3. Imininingwane kaMphathi Lwazi kanye noSekela Mphathi LwaziUMphathi Lwazi:Mr DD NaidooIMENENJA KAMASIPALA28 Connor Street, Port Shepstone, 4240PO Box 33, Port Shepstone, 4240Tel: 039 688 5702Fax: 039 682 1720Email: DD.Naidoo@ugu.gov.zaUsekela Mphathi LwaziMs Vuyiwe TsakoINHLOKO YOMNYANGO: OBHEKELE UKUSEBENZA KWEMINYANGO OMKHANDLU18 Price Street, Port Shepstone, 4240PO Box 33, Port Shepstone, 4240Tel: 039 688 5758Fax: 039 682 4820Email: Vuyiwe.Tsako@ugu.gov.za4. Incazelo mayelana nokwakheka kukaMasipala weSifunda UguNgokoMthethosisekelo 108 ka 1996, uMkhandlu kaMasipala weSifunda Ugu iwona othathaizinqumo zepolitiki kuMasipala. IMeya kaMasipala weSifunda Ugu iyona enezibopho zokuthathaizinqumo ngamasu kanye nangesimo sezepolitiki, ngesikhathi uMasipala Menenja eqinisekisaukuphatha ukusebenza kukaMasipala futhi kumele aqinisekise ukuthi imigomo kanye ne-SulikaMasipala liyimpumelelo.Ugu District MunicipalityDistrik MunisipaliteitUmasipala Wesifunda

PAIA MANUAL5. Imisebenzi eyenziwa uMasipala weSifunda UguUMasipala weSifunda Ugu ugagulwe njengomasipala okusigaba C, Izinga 5 ibhodi lokuhlukanisaimingcele ngokweSigaba 4 soHulumeni beziNdawo: Umthetho weZakhiwo kaMasipala, ka 1998.Wasungulwa mhlazi 5 kuZibandlela ka 2000 ngokubhidliza inhlobo endala yoMkhandlu weSifundaUgu. UMasipala weSifunda Ugu ungomunye womasipala abayishumi kwiSifundazwe saKwaZuluNatal.I-KwaZulu-Natal ibalwa nezinye izifundazwe eziyisishiyagalolunye e-Riphablikhi yaseNingizimuAfrika. Ibalwa nezinye izifunda ezinesimo sezulu esihle kanye nemihosha enamanzi amahle kanyenemizila ethelela emifuleni emikhulu engapheli/engashi eyongenela kuLwandlekazi i-Indian Ocean.Lesi isifunda esinoBukhosi(uBukhosi baKwaZulu) obukhona kuMthethosisekelo waseNingizimuAfrika.Itholakala ngaseningizimu nesifundazwe futhi ibizwa ngokuthi i-South Coast yaKwaZulu Natal.Ingama khilomitha angama 5,866 kanti izigqaja ngendawo egudle ulwandle engamakhilomithaangama 112 okuyiyona eyakha umngcele wangasentshonalanga. Ngaseningizimu inomngceleowakhiwe iSifundazwe saseNtshonalanga Koloni, kuthi ngaseNtshonalanga inolwandlekazi i-IndianOcean, kuthi ngasenyakatho-ntshonalanga kube uMasipala weSifunda uMgungundlovu, laphokukhona inhlokodolobha yeSifundazwe bese kuthi enyakatho uthole uMasipala weSifunda Isisonke.Umncele osenyakatho wesifunda wakhiwe uMasipala waseThekwini, okuyikhaya ledolobha iTheku,okuyikhaya ledolobha elezimakethe leSifudazwe. Umasipala wethu unezigceme ezingamashumiayisishiyagalombili asikhiphela omasipala bezindawo abayisithupha okuyi: HibiscusCoast,Ezinqoleni, Umuziwabantu, Vulamehlo, Umzumbe kanye no-Umdoni. Isifunda sinezindawozamakhosi ezingamashumi amane nambili, eziyingxenye yobukhosi baKwa-Zulu kanyeneNgonyama. Ucwaningo labakwa Statistics SA (2001), lithi Ugu lunesibalo sabantu abangama142 ikhilomitha ngalinye, futhi ingaphezulu kweyeSifundazwe yona enabantu abangu 104ikhilomitha ngalinye. Ulwazi lwe-Household Survey Data Statistics SA (2007), uMasipala weSifundaUgu unabantu abangu 709, 918 uma kulinganiswa neSifundazwe saseKZN, sona esinabantuabangu 10,259,230. Ukukhula kwesibalo sabantu kwiSifunda kulinganiselwa ku 0.8 % ngonyaka.Ugu District MunicipalityDistrik MunisipaliteitUmasipala Wesifunda

PAIA MANUALIhhovisi elibhekele izindaba ezithinta Isandulela Ngculaza kanye neNgculuza Uqobo –Lunxenxa uxhaso, usizo kanye nokuthuthukiswa kwabantu abanesifo sesandulela ngculazi nomaingculaza uqobo kanye nezingane eziphethwe nalezo ezithintekile ngenxa yalesi sifo nomaeziyizintandane.UMnyango Oxhaseukusebenza kweminyango yoMkhandluUmnyango oxhaseukusebenza kweminyango yomkhandlu unalamahhovisi alandelayo:Ndabazabantu – udidiyela imisebenzi ebhekele nezabasebenzi, ukuphathwa kwezindaba zabantukanye namasu okuqasha kubandakanya ukuthathwa kwezicelo zokungabikho emsebenzini,ukucutshungulwa/ukubuyekezwa kwemisebenzi, ukubhekela ukuzuza kwabasebenzi, izimpilozabasebenzi kanye nokuthuthukiswa kwenhlangano kanye nababhekele ukuphepha kanyenezempilo zabasebenzi.Uphiko Lwamakomiti – Luhlinzekela luphinde luqinisekisa ukuthi imihlangano yoMkhandlukanye namakomiti iyahlala futhi nokuqoshwa ngendlela eyiyo yezinkulumo.ICT – Ukuqinisekisa ukusebenza kahle nokifezekiswa kwendlela yokuphatha ulwazi, ukugcinanokunakekelwa kwezindlela ezisetshenziswayo, ukunakekelwa kobuchwepheshe obuphathekayokanye nohlelokusebenza, uhlelo lokuvikela ulwazi kanye nokunye okumayelana nokudidiyelwakwezinto ezigcina ubuchwepheshe bolwazi.Ukugcinwa kwemibhalo kanye nezinto eziwusizo – Ukuphathwa kwemibhalo, ukuphathwakwehhovisi lemibhalo ,ukuphathwa kwezakhiwo, ukuphathwa kwezokuphepha, ukunakekelwakwezingqalasinda zokuxhumana kanye nezakhiwo.Uphiko Olubhekele ukuphathwa kwezinhlekelele – Lubhekele ukunqanda kanye nokuvikelelaukwenzeka kwezinhlekelele kanye nokuphathwa kwazo uma sezenzekile.Uphiko Olubhekele ukucutshungulwa kwemsebenzi – Ludidiyela izinto ezimayelananokwenzeka kokuhlolwa kwemisebenzi kuhulumeni wasekhaya ezingeni lesifundangokusebenzisana ekwenzeni amalungiselelo adingekayo, ukwenziwa kwendlela yokwenzanokuhlaziya kubikwe ukuqinisekisa ukuthi isifunda siwafeza amasu nezinhloso zokwenzaumsebenzi osezingeni elifanele, ukuqinisekisa izinga nokusebenzisa indlela engagunqi ukuvezaimiphumela emihle ethembekileUmnyango Wezimali kaMasipalaUMnyango weZezimali, uholwa uMphathi Mnyango:Ukulingana kanye nama-Akhawunti – Ukuphathwa kwempahla uMasipala onayo,izikweletu/imali mboleko, umshwalensi kanye nemali etshaliwe kanye nokuqoqwa kwemali.Uphiko olubhekele incithakalo kanye nemali yezibonelelo – Ukudidiyelwa kwama-akhawuntiekumele ekhokhiwe, ukuholelwa kanye nokuphathwa kwezibonelelo ezitholakele.Ukuphathwa koKwabiwomali – Ukuhlelwa kwesabelomali, ukugxila kakhulu kwizimali kanyenokulungisa izitatimende zezimali.Ukuthengwa kwezimpahla – Libhekele ukuthenga izimpahla kanye nemisebenzi, kanyenokuphathwa kohlu lwabahlinzekeli mpahla kumasipala kanye nokushicilelwa kosonkontileka.Ugu District MunicipalityDistrik MunisipaliteitUmasipala Wesifunda

PAIA MANUALUMnyango weZakhiwo kanye Nokuthuthukiswa koMnothoUmnyango Wokuthuthukiswa Kwengqalasizinda kanye Nokuthuthukiswa Komnotho, ubandakanya:Uphiko lweZemvelo – Lubhekele ukuphathwa kwemvelo ngendlela eyiyo kanye nokuhlinzekangemisebenzi yezenhlanzeko nezemvelo.Uphiko lweZimali oluBhekele iZakhiwo kanye noKuthuthukiswa koMnotho – Lubhekeleukuphathwa kwemali eyisibonelelo yokuxhasa (MIG) kanye nezimali eziyizibonelelo zeminyangokanye nenye imali etshalwayo.Ukuthuthukiswa Komnotho Wasemakhaya kanye neZokungcebeleka – ukudidiyela kanyenokuhlanganisa/ukuxhumanisa izinhlelo eziyokhipha inzalo ukuthuthuka komnotho kanyenokumakethwa kweSifunda.UMnyango weZamanziUMnyango wezamanzi ubandakanya:Uphiko olubhekele ukukhiqizwa kwamanzi – ukuphathwa kolwazi lomsebenzi lokuhlinzekangamanzi kanye nokukhucululwa kwendle ezindaweni zeSifunda.Uphiko Lwemithetho yeZamanzi – Lubhekele ukuqinisekiswa kokwenziwa kwesu loMnyangokaMasipala obhekele ezamanzi, imithetho ebhekele ezamanzi kanye namithetho kaMasipala,imigomo yemithetho ebekwe umnyango kanye nezinto ezinjengo, i-GIS, imisebenzi yezesayensikanye nokwenziwa kwemiklamo kanye nokuphathwa kwayo.Uphiko Lwezamanzi elibhekele inzuzo – Luqoqa imali kwizakhamuzi kanye namabhizinisi,ukuqoqwa kwezikweletu, njengoqinisekisa ukusizakala kwabantu abampofu kanye nokuhlinzekelwakwezindawo zokumukela izinkinga zomphakathi kanye nokuhlawuliswa kwizindawo zokuhlalanalezo zamabhizinisi, ukuqoqwa kwezikweletu,ezithathelwa kwimigoma yeBatho Pele.Uphiko Elibhekele Ukuphathwa Kwezithuthi Zikamasipala – Baqinisekisa ukuthi umasipalauhlinzekela ngendlela eyiyo futhi ephumelelayo, ngokuthi kube khona izithuthi ezisheshayo futhieziphephile.Uphiko olubhekele ukwenziwa kwemiklamo – Ukwenziwa kwemiklamo uxhaswe u-MIG afananawamanzi, awokukhucululwa kwendle kanye nezindawo zomphakathi.Control Centre – Isikhungo esibhekeleimibuzo kanye nezikhalo eziphuma emphakathini. Isebenzaubusuku nemini.5. Incwadi yencazelo nendawo etholakala kuzo28 Connor Street, Port Shepstone INDAWO YOKWAMUKELA96 Marine Drive, Oslo Beach 1 & 2 INDAWO YOKWAMUKELAMusgrave Road, Harding INDAWO YOKWAMUKELAMain Road, Park Rynie INDAWO YOKWAMUKELAwww.ugu.gov.zaIncwadi yencazelo iyatholakala ngeSingisi nangesiZulu.Ugu District MunicipalityDistrik MunisipaliteitUmasipala Wesifunda

PAIA MANUAL6. Uhla lwezihloko nezincazelo ngezinto eziqoshiweLengxenye ichaza izinto ekukhulunywa ngazo, lezo uMasipala weSifunda Ugu ozigcinanjengemibhalo kanye nencazelo yaleyo mibhalo ebekiwe ethile.Incazelo mayelana nezigaba zemibhalo ezigcinwe uMasipala weSifunda Ugu(ngokwehlukana kwazo)ISIGABA INCAZELO INDAWO UHLOBOLOMBHALOAMAZINGA OKUTHOLAUMBHALO/UKUTHOLAKALAA.UHLALOKUZODINGIDWAEMHLANGANWENIKANYENAMAMINITHI1. Imihlanganoyomkhandlu1.1 Uhlalokuzodingidwaemhlanganweni1.2 amaminithi1.3 Uhlalwababekhonaemhlanganweni2. IKOMITILESIGUNGUESIPHEZULU2.1 Uhlalokuzodingidwaemhlanganweni2.2 amaminithi2.3 Uhlalwababekhonaemhlanganweni3. Ikomiti loMnyango3.1 Lamanzinokukhucululwa kwendle3.2 Imisebenziedidiyelwe,abakwandabazabantu, kanyeabezokuphepha kanyenezempilo3.3 Ukuhlelwakwentuthuko,ukuthuthukiswa komnothokanyenezokungcebeleka3.4 Wezimali,ukuphathwakolwabiwomalikanyenokuqaphaukuthiUphikoloMabhalaneIndawoyokugcinaimininingwanoImibhalo e-printiwe1. Iyatholakala2. Iyatholakala3. Iyatholakala4. Iyatholakala5. Iyatholakala6. IyatholakalaUgu District MunicipalityDistrik MunisipaliteitUmasipala Wesifunda

PAIA MANUALISIGABA INCAZELO INDAWO UHLOBOLOMBHALOisebenze kahle3.5 Ikomiti labantuabasha4. Amakomidiamancane4.1 Uhlalokuzodingidwaemhlanganweni4.2 Amaminithi4.3 UhlalwabasemhlanganweniAMAZINGA OKUTHOLAUMBHALO/UKUTHOLAKALA“Idingidwa ngasese –ayitholakali”5.Ikomitiabaphezululabaphathi5.1 Uhla lokuzodingidwaemhlanganweni5.2 Amaminithi5.3 Uhla lwababekhonaemhlanganweni6. AmakomitiEzokuthengwa Kwempahla6.1 Ikomiti ElicubungulaIzinto Ezizothengwa6.1.1 uhla lokuzodingidwaemhlanganweni6.1.2 Amaminithi6.1.3 uhla lwababekhonaemhlanganweni6.2 Ikomiti ElibhekeneNokuhlolwa UkufanelekaKwezinkampani Eziqokiwe6.2.1 Uhlalokuzodingingwaemhlanganweni6.2.2 Amaminithi6.2.3 uhla lwababekhonaUgu District MunicipalityDistrik MunisipaliteitUmasipala Wesifunda

PAIA MANUALISIGABA INCAZELO INDAWO UHLOBOLOMBHALOAMAZINGA OKUTHOLAUMBHALO/UKUTHOLAKALA6.3 Ikomiti ElibhekeneNokunikezelaKwemisebenzikwiZinkampani6.3.1 Uhla lokuzodingidwa6.3.2 Amaminithi6.3.3 Uhla lwababekhonaemhlanganweniB.IMIBIKO1. UMbiko wonyakakaMasipala2. uMbiko waphakathinonyakakaMasipala3. Imibiko yengxenyeeyodwa yonyakaUphikolokulondolozakokubhaliweImisebenziEhlanganyeleIminingwanoeprintiweIyatholakalaC.IMININIGWANOYEZIMALI1. Uhla lwemalimboleko2. Uhla lwempahlakamasipala3. Ibhuku lezimali4. Irejista yemaliesizayo5. Ibhuku elikhulumangezikweletu6. Incwadi Yamaakhawuntiasizayo7. Ijeneli enakhokonke8. Isabelo mali9. Izitatimendezemali10. Ishekikhawuntafoyili11. Ibhuku lamarisidi12. Izitatimendezasebhangeeziqinisekisaukuthi okushiwoyokwiyiqinisoMnyangoweZimalikaMasipalaImininingwano e-printiweAyitholakaliD.UHLALEZINTO1. Irejistayomonakalo2. Irejista yamafayelaevuliweUphikolokulondolozaImibhaloeprintiweIyazitholakalelaUgu District MunicipalityDistrik MunisipaliteitUmasipala Wesifunda

PAIA MANUALISIGABA INCAZELO INDAWO UHLOBOLOMBHALOAMAZINGA OKUTHOLAUMBHALO/UKUTHOLAKALAZIKAMASIPALA3. Irejista yabaphathiabachitha impahla4. Ikhophiewumgogodla yesulokugcinwakwamafayela5. Uhla eligcinaizimpahlaezikweletiwe6. Irejista yezikhalaezishicelelwe nomaezigunyaziwe7. Iregistayokuthuthwa8. Irejistayabahlinzekelingomsebenzi9. Irejistayokuvulakwakwetenda10. Uhla lwabasebenziabasenzi lokuzaemsebenzinikokubhaliweUphikolokulondolozakokubhaliweKwaNdabazabantuE.IMIBHALOESHICILELWEUMKHANDLU1. Izincwajwanazokukhangisa2. Iphephandaba3. Umlandongomasipala4. Amaposta5. Izinhlelongemigubho kanyenemibukiso6. ImithethoUphikolokulondolozakokubhaliweIhhovisileMeyakanyeneZokuxhumanaImibhaloeprintiweImibhaloetholakalakumakhomputhwaIyatholakalaF.CARTOGRAPHICMATERIAL1. Amagugu eSizwe2. Izindawozokukhonza3. Amasu ezakhiwozikamasipalakanye nezikhiqizimanzinezikhucululizendle4. Imisebenziyoplambakubandakanyanamasuokusebenza kwabo5. Imephuyamapayipi amanzinawokukhucululaindle6. Imephu yezikhiqizikanyeUphikolokulondolozaokubhaliweUPhikoLwzomthethoweZamanziImibhaloeprintiweImibhaloetholakalakumakhompiyuthaIyatholakalaUgu District MunicipalityDistrik MunisipaliteitUmasipala Wesifunda

PAIA MANUALISIGABA INCAZELO INDAWO UHLOBOLOMBHALOAMAZINGA OKUTHOLAUMBHALO/UKUTHOLAKALAG.IZITHOMBEnezikhucululi7. Imephu ye-GIS1. Imicimbi kanyenemisebenzi2. IzithombezaMakhansela,Abaphathi kanyeneZabasebenzi3. Izithombeezithathweesibhakabhakenikusetshenziswaubucwepheshe4. AmaprojekithiUphikoolulondolozaokubhaliweIhhovisileMeyaneZokuxhumanaKwa-GISImibhaloeprintiweOlugcinweemishininiIyazitholakalelaH.AMAFOMU1. Uhla lamafomulwabahlinzekelingempahlakumasipalaUphikolokulondolozakokubhaliweImibhaloeprintiweAkuvumelekile ukuyitholaI.IZIVUMELWANOJ.ABAKWANDABAZABANTU1. inkontileka2. Isivumelwaosokusebenzisana3. Isivumelwanosokubonangasolinye4. Isivumelwanosokwenzaumsebenzisokusebenzisana5. Ukugcinwakwamakhontileka/kwezivumelwano6. Isivumelwanosokuqahsa/sokuqashisa1. Izivumelwanozokuphathwakokwenziwakomsebenzi2. Ifayelaeneminigwanoyamacalaokuqondiswakwezigwegwe3. Izincwa zokuqasha4. Amafomuokungabikhoemsebenzini5. Izicelo kanyenezivumelwanozemifundaze6. IziceloUphikolokulondolozakokubhaliweIhhovisilezemthethoKandabazabantuUphikolokulondolozakokubhaliweImibhaloeprintiweImibhaloeprintiweAkuvumelekile uyitholaAkuvumelekile ukuyitholaUgu District MunicipalityDistrik MunisipaliteitUmasipala Wesifunda

PAIA MANUALISIGABA INCAZELO INDAWO UHLOBOLOMBHALOAMAZINGA OKUTHOLAUMBHALO/UKUTHOLAKALAzokuqeqeshwa7. Isibonelelo8. Izincwadi zokucelaumsebenzizabasebenzi9. Amafomu e-S & T10. Izivumelwazokubamba imaliyabasebenziIziceloezikhangisiwenama-CVzezikhalakanyeK.AMAFAYELAEZINDAWOZIKAMASIPALA1. Isicelo sokufakelwaamanzi2. Isicelosokukhucululwakwendle3. Ulwazi mayelananemali efakiweebhange4. Ukushintshakwekheli5. Izincwadiezibhaliwemayelananezindawozikamasipala6. Ukunikwezakwezakhiwo7. Izindabazokuphathwakwezikweletu8. Ukuhlinzekelwangobunikazi9. Izincozululo10. UkuqiniswaUphikolokulondolokokubhaliweuPhikoolubhekeleimithethoyezamanziUphikoolubhekeleimalieyinzuzoImibhalo e-printiweAkuvumelekile ukuyitholaL.IMINININGWANEYEZITHASISELOIminingwano yezithasiseloUphikolokulondolozakokubhaliweImibhalo e-printiweAkuvumelekile ukuyitholaM.IMIBIKO1.Amaphepha awubufakazibezakhiwo zikaMasipala2. Igunya lokusebenzisaumhlaba3. Ukudliwa kwemidwa4. IzimvumeUphikolokulondolozakokubhaliweImibhaloeprintiweAkuvumelekile ukuyitholaUgu District MunicipalityDistrik MunisipaliteitUmasipala Wesifunda

PAIA MANUALISIGABA INCAZELO INDAWO UHLOBOLOMBHALOAMAZINGA OKUTHOLAUMBHALO/UKUTHOLAKALA5. ama-log shit ezimotoagcwalisiwe6.Imibhalo yamathenda7. Amasu amabhizinisi8. Ubuso benkampani9. ama-CV kanye nalaboabazohlolwa ikhonoN.AMASUOMKHANDLU1. Umthetho2. Inhlangano kanyenokuphathwa kwayo3. Umkhandlu kanyenezindaba zomkhandlu4. Ezikandaba zabantu5. Ezezimali6. Izinto zangaphakathiezilethwayo kanyenokuhlala emahhovisi7. amathenda,imali ezobizwayomsebenzi, izivumelwano8. Imibiko kanyenezinzuzo9. Ukwakheka kanyenokuhlala kwemihlanganoyamanye amabhodi kanyeneminye imihlangano10. Izabelo11. ulwazi okumelelunikwe umphakathi kanyenezinye izindaba12. Ezokuxhaswangezimali oluphumangaphandle13. Ezomthetho14. Umhlaba kanyenezakhiwo15. Ukuhlela kanyenokuthuthukiswakomnotho16. Ezokungcebeleka17. Ukuhlinzekelwangamanzi nokukhucululwakwendle18. Imisebenzi ebucayi19. ImisebenziyomphakathiUphikolokulondolozakokubhaliweImibhalo e-printiweAkuvumelekile ukuyitholaUgu District MunicipalityDistrik MunisipaliteitUmasipala Wesifunda

PAIA MANUAL7.1 Imibhalo etholakala inoma ininiUMthetho wokukhuthazwa kokutholakala kolwazi, ugunyaza ukuthi imibhalo etholakala noma ininiifakwe kulencwadi kaMasipala weSifunda Ugu futhi inikezwe labo abayicelayo.Imibhalo etholakala noma inini ayinalo ulwazi olubucayi noma akusiyo imibhalo engalimazaisikhungo uma itholwa umphakathi. Lemibhalo ibaluliwe kwibhokisi elingenhla.7.2 Izigaba zemibhalo ezingatholakali noma ikanjani –Imibhalo engagunyaziwe ukutholakala njengoba ibaluliwe ngenhla kepha ingacelwangokusemthethweni, kepha ukuthola lemibhalo noma ingxenye yalemibhalo inganqatshwangokulandela umthetho.UMasipala weSifunda Ugu unelungelo lokunqaba ukuhlinzekela ngamabhuku, uma ubona ukuthiukunikeza lolo lwazi kungaholela ekutheni ukusebenza kukamasipala kuphazamiseke.Ukunikezwa ulwazi kunganqatshwa uma izicelo zibonakala zingenasisindo.Imihlangano Usuku Isinqumo/isivumelwanoIkomiti eliphezululabaphathiIkomiti labaphathibebonke18 April 201110 May 2011Ikomiti LoMnyangoObhekele ukusenzakweMinyangokaMasipala9 November 2011 WAPHASISWAIkomiti LeSigunguEsiphezulu29 November 2011 WAPHASISWAUgu District MunicipalityDistrik MunisipaliteitUmasipala Wesifunda

IFOMU AISICELO SOKUTHOLA IMIBHALO KAMASIPALA WESIFUNDA UGU(Isigaba 18(1) uMthetho wokukhuthaza ukuvuleleka kokutholakala kolwazi, ka2000KUSETSHENZISWA UMNYANGO KUPHELA(Umthetho . 2 ka 2000)[Isimiselo 6]Isicelo samukelwe ……………………………………………..DD Naidoo, IMenenja kaMasipala,uMphathi woLwaziV Tsako, UMphathi WoMkhandlu, Usekela Mphathi Lwaziusuku:………………… indawo…………………………..imali yesicelo (uma kukhona okunye): R………………………Umbekelelo(imali efakiwe uma ikhona):Imali yokuthola:R………………………R ………………………Inombolo yereferensi:…………………………………………….Isiginesha/uphawu lokuqinisekisa lukaMphathiLwazi/kaSekela Mphathi LwaziAIminingwane yebhodi lomphakathiuMphathi Lwazi:Mr DD NaidooIMENENJA KAMASIPALA28 Connor Street, Port Shepstone, 4240P.O Box 33, Port Shepstone, 4240Tel: 039 688 5702Fax: 039 682 1720Email: DD.Naidoo@ugu.gov.zaUsekela Mphathi LwaziMs V TsakoUMphathi woMnyango18 Price Street, Port Shepstone, 4240P.O Box 33, Port Shepstone, 4240Tel: 039 688 5758Fax: 039 682 4820Email: Vuyiwe.Tsako@ugu.gov.zaBImininingwane yomuntu odinga umbhalo(a)(b)(c)Imininingwano yomuntu ocela ukunikezwa ulwazi kumele inikezwe ngezansi.Inombolo yeposi/yefekisi ekumele umbhalo uthunyelelwe khona kumele siyinikezwe.Ubufakazi bokuthi isicelo usenza njengobani kumele sifakwe uma sidingakala.Amagama aphelele kanye nesibongo:…………………………………………

Inombolo kamazisi: …………………………………….Inombolo yeposi: ………………………………………Inombolo yesikhahlamezi: …………………………………………Inombolo yocingo: ………………………………….Umbikonyazi: ………………………………………Ucela umbhalo njengobani, uma uwucelela omunye umuntu:……………………………………………………………………………………………………………….C. Iminingwano yalowo muntu odinga umbhaloLesigatshana kumele sigcwaliswe uma kuphela isicelo senzelwa omunye umuntu.Amagama aphelele kanye nesibongo: …………………………………….Inombolo kamazisi: ………………………………………………D. Imininingwano yombhalo(a) Ukunikeza imininingwano ephelele kulolo lwazi oludingekalayo, kubandakanya ireferensi namba umauyazi, ukuze lowo mbhalo utholakale kalula.(b) Uma isikhala osinikiwe sisincane, sicela uqhubeke ephepheni eliseceleni bese ulihambise nalelifomu.Lowo ofaka isicelo kumele asayine konke okungadingakala okungenhla.1. Chaza uhlobo lombhalo noma ingxenye ethile yombhali: …………………………………….2. I-referensi namba, uma ikhona: …………………………………………………………3. Eminye imininingwane ngombhalo: ………………………………………………………..E. Inkokhelo(a)(b)(c)(d)Isicelo sokuthola umbhalo, ngaphandle kombhalo oqukethe ulwazi ngobuwena, siyokwenziwa uma njekuphela isicelo leso sesikhokhelwe.uzokwaziswa ngesamba semali ekulindeleke ukuba usikhokhe mayelana nesicelo sakho.Imali ekhokhwayo ukuze uthole umbhalo incika kakhulu ekutheni umbhalo lo oceliwe utholakalakanjani futhi kubhekwe nesikhathi esithathiwe kufunwa umbhalo kanye nokwenza umbhaloutholakale.Uma ungeke ukwazi ukukhokho futhi ungaphansi kwalabo ababuthaka sicela usinikeze izizathuukuthi kungani ungeke ukhokhe.Izizathu zokuthi ungakhokhiswa imali:…………………………………………………………………………………………………F. Indlela okumele kutholakale ngayo umbhalo

Uma ungakwazi ukufunda ngenxa yokukhubazeka, ukubuka, ukulalela, uyonikezwa njengoba kubaluliwe ku 1kuya ku 4 ngenzansi,sicela usho indlela yokukhubazeka kwakho bese usho indlela ofisa ukuthola ngayoumbhalo.Ukukhubazeka:Uludinga utholakale kanjani:Sicela ubhale ebhokisini X.OKUMELE UKWAZI:(a) Ukwamukelwa kwesicelo sakho kuyoncika ekutheni kungabe umbhalo uwuhlobo luni.(b) Ukuthola umbhalo ngezinye izikhathi kungenqatshwa. Uyokwaziswa ukuthi kungabe umbhalo uzowutholangaluphi uhlobo.(c) Imali ekhokhwayo ukuthi uthole umbhalo,uma ikhona, iyoncika ekutheni uhloboluni lombhalooludingayo.1. Uma umbhalo ubhaliwe noma uprintiwe:Ikhophi yombhalo*Ukucwaninga kombhalo2. Uma umbhalo unemibukiso bhanyabhanya -(lokhu kubandakanya izithombe, ezenziwe ngekhompiyutha,imidwebo,njalo njalo:UkushicelelwaBuka izithombeIkhophi yezithombe*kwezithombe3. Umbhalo uba namagama noma ulwazi olungaphimiseka :Ukulalela ingoma/iculo(ikhasethi)Ukushicilela phansi ingoma/iculo*(ibhalwe noma umbhalo optrintiwe)4. Uma umbhalo ugcinwe kwikhompiyutha noma ngendlela efundekayo emshinini:umbhalo oprintiwe'Ikhophi eliprintiweelisuselwa embhalweni*Itholakalakwikhompiyutha*(kwi-stiffy noma kwi-cd)*Uma ucele ikhophi noma ukubhalelwa umbhalo phansi ongenhla, kungabeufisa ukuba ukuposelwe lokhu na?YEBO CHAImali yokuposa iyakhokhwa.Kumele wazi ukuthi uma umbhalo ungabhaliwe ngolimi lwakho qonda ukuthi umbhalo uyowunikwangalolo limi umbhalo otholakala ngalo.Uzothanda ukuba umbhalo uwuthole ngaliphi ulimi?G. Isaziso mayelana nesinqumo sokucela ukuthola ulwaziUzokwaziswa uma isicelo sakho samukeliwe noma sinqantshiwe. Uma ufisa ukwaziswa ngenye indlela, sicelausazise bese usinika imininingwane eminye, siyocela usicacisele bese usazise ngemininingwaneedingakalayo.Uyothanda ukuba waziswe kanjani mayelana nesicelo sakho sokucela ukuthi unikwe lemininingwano?Isayinwe e- …………………………….. ngomhlaka ………..ngo-…………………………… ka-20……………………………………………..ISIGINESHA YOFAKA ISICELO UMUNTU OYEDWA OFAKELWA ISICELO

IRIPHABLIKI YASENINGIZIMU AFRIKAIFOMU BISAZISO SANGAPHAKATHI SOKUFAKA ISICELO SOKUNGAGCULISEKI(Isigaba 75 soMthetho wokukhuthaza ukuvuleleka kokutholakala kolwazi ka 2000 (uMthethowesibili ka 2000).Sicela usinikeze ireferensi namba yakho.........................................................A Imininingwane yebhodi lomphakathiUmphathi Lwazi/Isekela Mphathi LwaziUmphathi Lwazi: uMnuz DD NaidooIMENENJA KAMASIPALA28 Connor Street, Port Shepstone, 4240 PO BOX 33, Port ShepstoneUcingo:039 688 5702Isikhahlamezi: 039 682 1720Mbikonyazi:DD.Naidoo@ugu.gov.zaUsekela Mphathi Lwazi: UNksz V TsakoUMPHATHI MNYANGO WEMISEBENZI EDIDIYELWE18 Price Street, Port Shepstone 4240 PO Box 33, Port Shepstone 4240Tel : 039 688 5758Fax: 039 682 4820Mbikonyazi:Vuyiwe.Tsako@ugu.gov.zaB. Imininingwano yalowo ofaka isicelo sangaphakathia) Imininingwano yalowo ofaka isicelo sangaphakathi kumele ibekwe ngezansib)Ubufakazi mayelana nesicelo esifakwayo kuyomele buvezwe uma kukhona isidingoc)Uma isikhalo sokungagculiseki sifakwa omunye hhayi lo obefake isicelo sokuhlinzekelwangolwazi, imininingwano yalowo ofaka isicelo kumele inikezwe ngezansi ku-CAmagama aphelele kanye nesibongo......................................................................................Inombolo kamazisi

Ikheli lezincwadi.........................................................................................................................Inombolo yocingo (...............)................................inombolo yesikhahlamezi (.....................)Umbikonyazi:..............................................................................................................................Isikhalo sangaphakathi sokungagculiseki sifakelwe omunye umuntu njengobani:C. Imininingwane Yofaka IsiceloLengxenye kumele igcwaliswe kuphela (ngalekwalo ofake isicelo) uma omunye efakaisikhalo ngaphakathiAmagama aphelele kanye nesibongo:.......................................................................................Inombolo kamazisi:D. Isinqumo sokufaka isikhalo mayelana nokungagculisekiUkunqatshwa kwesicelo sokugunyazwa kwemvumeIsinqumo mayelana nezimali ezibekiwe ngokwesigaba 22 soMthethoIsinqumo sokungeza isikhathi ekumele kuthathwe isinqumo mayelananesicelo ngokwesigaba 26 (1) soMthethoIsinqumo esithathwa ngokwesigaba 29(3) soMthetho sokunqabaukugunyaza umfaki sicelo ukuthola lokhu okusesicelweni sakheIsinqumo sokugunyazwa kwesiceloE. Izizathu zokufaka isikhalo sokungagculisekiUma isikhala osinikeziwe sisincane, sicela uqhubeke ubhale ephepheni elinye beseulihlanganisa naleli fomu. Kuyomele usayine wonke amafomu alandelayo.Sicela ubeke izizathu zokufaka isikhalo ngaphakathi:..............................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................Sicela usinikeze olunye ulwazi olungasiza ekubeni nomthelela ekubhekweni kwesikhalosakho:

...........................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................................F. Isaziso mayelana nesinqumo sesikhalo sokungagculisekiUyokwaziswa ngokuthi ubhalelwe mayelana nesikhalo sakho sangaphakathi. Uma ufisaukwaziswa ngenye indlela, sicela usazise leyo ndlela othanda ukwaziswa ngayo beseusinikeza yonke imininingwane eyosisiza ukuthi isicelo sakho sibe impumelelo.Saziso ngesimo:.........................................................................................................................Imininingwano ngesimo: ............................................................................................................Isayinwe e:.............................................................ngalolusuku................lomhlaka...................ngalonyaka......................................................................................................Isiginesha yalowo ofaka isikhaloKUZOSETSHENZISWA UMNYANGO KUPHELA:IMIBHALO ESEMTHETHWENI YESIKHALO SANGAPHAKATHIIsikhalo safika ngo............. (usuku) okwafakwa.......................................(igama nesibongosamgcini lwazi/usekela mgcini lwazi).Isikhalo esifakiwe esihambisana nezizathu esilethiwe kuMphathi Lwazi kanye noSekelaMphathi Lwazi ukuze bathathe isinqumo futhi, lapho kunesidingo, imininingwano yalowoowesithathu umbhalo uqondene naye, uyolethwa umphathi lwazi/usekela mphathi lwazingomhlaka...................................(usuku) kulowo osemagunyeni.IMIPHUMELA YESIKHALO: .....................................................................................................IZINQUMO ZIKAMPHATHI LWAZI/USEKELA MPHATHI LWAZIZIQINISEKISWE/IZINQUMO EZINTSHA EZISHINTSHIWEIZINQUMO EZINTSHA: ............................................................................................................BHALA USUKU OLUFANELE:.................................................................................................YAMUKELWA UMPHATHI LWAZI/USEKELA MPHATHI LWAZI ISUKA KWIZIPHATHIMANDLA EZIFANELE(Usuku).....................................................................................

MTHETHO WOKUKHUTHAZA UKUVULELEKA KOKUTHOLAKALA KOLWAZI(PAIA)ISHEDULI YENKOKHELOISICELO SOKUTHOLA UMBHALO KAMASIPALA WESIFUNDA UGU(No. R 223, Government Gazette, 9 kuNdasa ka-2001, No. 22125)(uMthetho wesi. 2 ka 2000)[Umgomo 6]Isicelo sokuthola umbhalo, njengoba sikubaluliwe kuSigaba 18(1) soMthetho, kumele senziwe kwiFomu A-PAIA ISICELO SOKUTHOLA UMBHALO.1. IMALI EKHOKHWAYOImali ekhokhwayo ukuze uthole imibhalo kaMasipala weSifunda Ugu;A. IMALI YOKUKHIQIZA1. Uma udinga ukwenzelwa ikhophi yekhasi eliwu A4 nomaelilinganiselwa lapho R0.602. Wonke amakhasi angu A4 noma ingxenye yawo egcinwekwikhompiyutha noma emshinini kodwa ngendlelaefundekayo R0.403.3.13.24.4.14.25.5.1Uma kwiyikhophi ekwikhompiyutha ebekwe ngendlelaefundekayo;i-Compact Disc (CD)i-Digital Video Disk (DVD)Ukushicilelwa kwezithombe bhanyabhanya ezilinganiselwakwikhasi elingango A4 noma ingxenye yaloIkhophi yezithombe bhanyabhanyaUkushicilelwa phansi kombhalo oqoshiwe, ikhasielillinganiselwa ku-A4 noma ingxenye yawoIkhophi yombhalo oqoshiweR40.00R40.00R22.00R60.00R12.005.2R17,006. Imali ekhokhwayo njalo uma ufaka isicelo, ngaphandle kweleyesicelo kwale ebalulwe kusigaba 22(1) soMthetho R35.00B. IZINHLAWULO ZOKUTHOLA OKUDINGAYOImali yokungenelela ekhokhwa umfakisicelo loekukhulunywa ngaye kusigaba 22(7) soMthetho, ngaphandleuma begunyaziwe umthetho kusigaba 22(8) soMthetho1. Ikhasi nekhasi lekhophi elilinganiselwa kwikhasi elingangoA4 noma ingxenye yalo R0.602. Ikhophi nekhophi ekhiqiziwe elingana nekhasi u-A4 nomaingxenye yayo egcinwe kwikhompiyutha noma kumushiningendlela efundekayo R0.403.3.13.24.4.14.25.Ikhophi itholakala kukhompiyutha ngendlela efundekayo kwi;Kwi-Compact Disc (CD)Kwi-Digital Video Disk (DVD)Ukushicilela kwezithombe bhanyabhanya ezilingana nekhasielingango A4 noma ingxenye yaloUkuthola ikhophi yezithombe bhanyabhanyaR40.00R40.00R22.00R60.00

5.15.2Ukushicilelwa komsindo oqoshiwe, oyikhasi elingango A4ubukhulu noma ingxenye yaloIkhophi yomsindo oqoshiweR12.00R17,006. Ukubheka nokuthola umbhalo wokufuna ubufakazi, ngalekwehora lokuqala, kuyodingakala isikhathi esanelesokuhlwaya.R15.00 ngehora noma ingxenyeyehoraIzinhloso zalesi sigaba 22(2) soMthemtho kuyesebenza lokhu ukulandelayo;• Uma uzokweqa amahora angaphezu kwayisithupha ngaphambi kokuba idiphozithi ikhokhwe;futhi• Enye ingxenye yemali ikhokhwa ilowo ofaka isicelo njengediphozithi2. IFOMU YESICELOIsicelo sokuthola umbhalo, njengoba kubaluliwe kuSigaba 53(1) soMthetho, kumele senziwe kwifomu A.3. ISAZISO SANGAPGAKATHI SOKUFAKA ISICELOIsaziso ngesicelo sokungagculiseki, njengoba kucatshangwa ngokwesigaba 75(1) soMthetho, kumele sifakwekufomu B.4. IMALI YESICELO SOKUNGAGCULISEKIImali yokufaka isicelo sokungagculiseki ewu-R50.00 eyokhokhwa ilowo ofake isicelo sokungagculisekingokunqantshwa kwesicelo sakhe ilowo sokuthola umbhalo njengoba kubaluliwe kuSigaba 75(3)(a)soMthetho.5. INTELA YENTENGO – VATUMasipala weSifunda Ugu ubhalisiwe ngaphansi koMthetho weNtela yeNtengo ka 1991(mthetho wesi 89 ka1991) njengomthengisi kuyoba khona imali yentela yentengo kuzo zonke izimali ezingenhla.6. UKUQALA KOKUSEBENZA KOMTHETHOLemithetho iyoqala isebenze kuMasipala weSifunda Ugu ngomhlaka 1 ku-May ka 2011.

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!