22.06.2013 Views

BOOKLET COVER.pub - KwaZulu-Natal Department of Health

BOOKLET COVER.pub - KwaZulu-Natal Department of Health

BOOKLET COVER.pub - KwaZulu-Natal Department of Health

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

SIKUNIKEZA INI

SINGOBANI THINA SI THOLAKALA KUPHI

Singumnyango omukela abantu sisendaweni ephansi eduze kwalapho kutholakala khona

imithi.

OKUTHO LAKALA KITHINA NOKUZUZAYO.

1. Nakuba sinikezela usizo lwethu ezingeni eliphansi, siya kezela ngosizo kulabo

abathunyelwa ama clinic esa khelene nawo ukuze banakelwe begciniwe noma

belashwa badedelwe.

2. Siphinde sisize futhi kumtholampilo oseduze nathi kuya ngalapho ku lashwa khona

(OPD). Usizo lweze mpilo luyashintsha ezweni lethu.

3. Usizo lwethu luncike emigomweni wesifunda nakuhulumeni omkhulu. Umnyango

uhlala uvuliwe (24 Hours)

OKUDINGEKA U KUPHATHE UMA U QALA

Ukuze u sebenzise kahle u sizo lwethu, sicela uphathe umazisi nencwadi esho u kuthi u hola

malini noma esho u kuthi awusebenzi noma imedical aid card kanye nemininingwane yakho.

IZIMALE EZE KHOKHWAYO

Uhlelo lokukhokha luhlelwe usomqulu kahulumeni ngezindlela eziningi njengokuthi uhola

malini kanye no medical aid.

IMIGOMO YOKUSEBENZA KWETHU

Sifuna uku sebenza ngohlelo olunemingomoethize:

1. Inqubo mgomo

2. Imigomo Yamphakathi Phambili

INQUBO MGOMO YETHU

1. Ukuthi sininikeze usizo lweze mpilo olu sezingeni oluphezulu okuncike kwesinako

kanye nomthetho omusha kahulumeni.

2. Ukuqikelela isithunzi namalungelo eziguli nabasebenzi.

3. Ukwakha ubudlelwanno obusezingeni eliphezulu loku sebenza.

1

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!