Create successful ePaper yourself
Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.
14 March 2016

SMME

NEWS

5

Kubikwa izinguquko kwabenza

amathenda kaHulumeni

XOLANI NXUMALO

ISIYAPHELA kosomabhizinisi

indaba yokwehla benyuka

namaheheba amaphepha etax

clearance atholakala kwa South

African Revenue Services (Sars)

uma befuna amathenda komasipala

naseminyangweni kaHulumeni.

Lokhu kuvele ku workshop

yosomabhizinisi abenza imisebenzi

kaMasipala wesiFunda, Ilembe,

kanye nomasipala abangaphansi

kwalo okuyi Mandeni, KwaDukuza,

Ndwedwe noMaphumulo. Ibise

Ilembe Audotorium, KwaDukuza.

Lokhu kuvezwe yizikhulu

zoMnyango wezeziMali kwa

Treasury eMgungundlovu, oMnu.

Thula Mkhanyao noMnu. Mdu

Mthethwa. Zithe amaphepha e-tax

clearance abebuye abe nomkhonyovu.

Manje uHulumeni usekhipha iTax

Compliance Status (TCS). Zithe

empeleni uHulumeni akasakhiphi

phepha kodwa usekhipha inombolo

yemfihlo (pin number) okuyiyona

esiveza sonke kwi computer isimo

sentela sika somabhizinisi.

Iworkshop ivulwe yiMenenja

kaMasipala wesifunda Ilembe, uNkk

Nonhlanhla Gamede, okhuthaze

ABEBEHAMBELE leworkshop

osomabhizinisi ukuba balisebenzise

leli thuba abalinikwe wumasipala.

Zichaza ngokuyekwa kokuphathwa

kwamaphepha e tax clearance kodwa

sekukhishwa inombolo ye CTS

izikhulu zakwa Treasury, oMnu. Thula

Mkhanyao noMnu. Mdu Mthethwa,

zithe amaphepha abebuye abe

nomkhonyovu. Manje uHulumeni

usekhipha iTax Compliance Status

(TCS).

Isichazela iSMME News ngalokhu

iMenenja kaMasipala wesiFunda

Ilembe, eqondene nokukhishwa

kwemiSebenzi, uMnu. Ngcebo

Xulu, ithe nakuba lokhu kuzogcina

kwenzekile nakomasipala, kodwa

akuzukuqala ngo April. Wathi

basalinde incwadi (circular) evela

kuHulumeni echaza ngalokhu, kodwa

eMinyangweni eminye kuyaqala lokhu

ngo April.

Enye iMenenja yeLembe eqondene

nokukhokhela osomabhizinisi

abenze umsebenzi uMnu. Themba

Shezi, uthe kunezingqinamba

ihhovisi lakhe elibhekana nazo uma

sekufanele likhokhe. Uthe kwesinye

isikhathi inkokhelo ibanjwa yindlela

okugcwaliswe ngayo i invoice. Wathi

nabo akubaphathi kahle ukukhokhela

usomabhizinisi sekuhambe isikhathi.

“Siyakuqonda ukuthi abanye

osomabhizinisi abancane basuke

bethembele kule mali, ingekho enye

indawo abenza kuyo imali. Ngakhoke

kufanele basheshe bakhokhelwe

phakathi kwezinsuku ezingama 30

beyifakile i invoice. Nokho kuyenzekake

kulibaleke ngenxa yezinkinga

zamaphepha okufanele alethwe

ehhovisi”, kuchaza uMnu. Shezi.

Le workshop bese kungeyesibili.

Eyokuqala yayingowezi 2015. Izokuba

njalo ngonyaka.

For Distribution: National

TAKE YOUR BUSINESS TO NEW HEIGHTS IN

2016

SAB Foundation’s Tholoana Enterprise Programme invites

applications from entrepreneurs looking to grow their business

Do you have a viable, black-owned small business that

would benefit from mentorship, training and business

support? SAB Foundation invites interested parties to apply to

the 2016 Tholoana Enterprise Programme.

Successful candidates will be part of a high-energy solution

that has helped hundreds of businesses to accelerate their

success. Wrap-around support, including expert mentorship,

skills training workshops, access to markets, and qualified

investment-readiness support, has been shown to improve the

confidence and skills of entrepreneurs.

“Our partnership with small business growth specialists,

Fetola, boosts the sustainability and success of the businesses

in our Tholoana programme,” explains Bridgit Evans, head of

the SAB Foundation. “Tholoana offers committed candidates

an incredible opportunity to take their business to the next

level.”

The Tholoana Enterprise Programme supports small

enterprises that benefit – or are run by – women, the youth

and those living in rural and peri-urban areas. The SAB

Foundation is especially keen to create opportunities for

disabled entrepreneurs, who are strongly encouraged to apply.

Similarly, applications are welcome from businesses working

in new and/or growing sectors such as export, manufacturing,

food processing, water, energy and waste management.

“We want to make an impact in communities, areas and

regions that are often under-resourced and have limited

opportunities. To achieve this we are looking for the best

candidates across all nine provinces, and will only consider

enterprises with a proven business concept, a track record of

trading and potential for growth,” concludes Evans.

If you are an entrepreneur or business owner with a

registered business (or in the process of registering) that has

been in operation for at least six months and less than five

years, you may be eligible for the programme. Visit www.

sabfoundation.co.za to review the entry criteria and submit an

application.

Applications open on 1 March and close at noon

on 31 March 2016.