26.02.2013 Views

IsiZulu - Treatment Action Campaign

IsiZulu - Treatment Action Campaign

IsiZulu - Treatment Action Campaign

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

UKULWA NE- TB

18

Ukunakekela

Kwezempilo

Okubalulekile

Cishe ezehlakalweni ezazisiwe ezingu-9,070 ze-TB

engazweli emithini eminingi (MDR-TB) ngonyaka

ka-2009, ezweni lonke iziguli ezingaphansi kwezi-

5000 ezaqala ukwelashwa ngalowo nyaka ofanayo.

Abaphathi beziguli ezine-MDR-TB abasendaweni

ngezindawo (kodwa hhayi i-TB engazweli emthini

ngokuphelele noma i-DR-TB) bazonciphisa

inamba yezinsuku phakathi kokuxilongwa kanye

nokuqala ukwelashwa. Umphumela wokugcina

uzoba ukukhava kokwelashwa okungcono,

ukudluliswa kwe-DR-TB okucishisiwe, kanye nokuthi

kwenzeke ukuthi iziguli zithole ukwelashelwa

eduze nasekhaya. Lokhu futhi kungenza ukuthi

kube nokwanda kokwamukeleka emphkathini

kokwelashwa kwe-MDR-TB.

Ngokwenqubomgomo ewuhlaka ngabaphathi

abasezindaweni ngezindawo be-MDR-TB, indlela

entsha izosiza iziguli:

• Ngokwamukela imisebenzi ebhekene nabo

uqobo kanye nezidingo njengoba bezoba

seduzane namakhaya abo;

• Ukunciphisa ukudluliswa kwe-MDR-TB

ngokusheshe kuqalwe ukwelashwa,

okuzokwenza ukuthi kutholakale imibhede

eminingana ekhona ekugcineni;

Iyunithi

ye-MDR-TB

eyisathelayithi

• Ukwenza ngcono ukubambelela ekwelashweni

kusetshenziswa izinhlelo ezincike emphakathini;

futhi;

• Ukunciphisa izindleko ngokunciphisa ukuhlala

okude ezibhedlela ezikhethekile.

Inqubomgomo ewuhlaka ekwelashweni okwenzelwa

ezindaweni ngezindawo iphakamisa uhlaka

lwezempilo olulandelayo lokuphathwa kweziguli

ze-DR-TB:

Ukuphathwa kwe-DR-TB ezindaweni ngezindawo

kusho ukudlulisela umsebenzi okubhekenwe nawo

weziguli ze-MDR-TB ukwehlisa amazinga ohlelo

lwezempilo kuphela uma behlangabezana nezindlela

zokukhetha ezithize. Kubandakanya ukuphathwa

kwe-DR-TB kumayunithi e-DR-TB asezindaweni

ngezindawo, amayunithi ayisathelayithi e-MDR-TB,

noma emphakathini kusetshenziswa amathimba

angomahamba nendlwana, abanakekeli

bomphakathi kanye nosizo lwasekhaya. Iziqondiso

ze-MDR-TB ze-World Health Organization zichaza

ukunakekelwa okuncike emphakathini kanye nosizo

njengananoma yisiphi isinyathelo noma usizo

oluhlinzekwe ngumphakathi, kubandakanya izimo

lapho iziguli zithola khona ukwelashwa zihlala

ngaphandle kwasesibhedlela.

I-flow chart yohlelo olusha lokwelapha okuhanjiswe kwezinye izindawo

Ithimba

Elingumahamba

nendlwane

Iyunithi ye-DR-

TB ehanjiswe

kwezinye

Ukunakekela

Kwezempilo

Okubalulekile

Iyunithi

ye-MDR-TB

eyisathelayithi

Ithimba

Elingumahamba

nendlwane

Iyinithi ye-DR-

TB enkulu

Ukunakekela

Kwezempilo

Okubalulekile

Iyunithi

ye-MDR-TB

eyisathelayithi

Ithimba

Elingumahamba

nendlwane

Decentralised

DR-TB Unit

Ukunakekela

Kwezempilo

Okubalulekile

Iyunithi

ye-MDR-TB

eyisathelayithi

Ithimba

Elingumahamba

nendlwane

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!