Ithimba lihambele izikole - Durban
Ithimba lihambele izikole - Durban
Ithimba lihambele izikole - Durban
Create successful ePaper yourself
Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.
Ikhasi 4 IZINDABA

20 Januwari 2012 – 02 Febhuwari 2012

Ingundabuzekwayo iMoses Mabhida

Unyaka ka-2010

ulethele iTheku

enye yezinto

ezidonsa amehlo

abantu, inkundla

yezemidlalo i-

Moses Mabhida.

Le nkundla

isiphenduke

intandokazi

emhlabeni

jikelele

njengesikhungo

esibalulekile

nesingenisa

inzuzo eningi

emnothweni

weTheku, kubika

uSimphiwe

Dlamini.

NKUNDLA yezemidlalo

i-Moses Mabhida

isikhombise ngokunga

ngabazeki ukuthi

ingezinye zezakhiwo

zikaMasipala ezingenisa

inzuzo emnothweni

wedolobha, njengoba

ingenise imali engaphezu

kwa R72 million ngonyaka ka

2010/2011.

Le nkudla isiphenduke

intandokazi kubantu

njengoba bengasezi

eThekwini ukuzojabulela

ulwandle kuphela kodwa

ukuzobona le nkundla

esidume umhlaba wonke,

bagibele i-cable car,

bagxume kwi-big rush big

swing, bazivocavoce e-Virgin

Active, kuthi uma beqeda

bathole isidlo esehla

SIMPHIWE DLAMINI

UKHANSELA Bongani

Dlamini uthe, “Umqondo

ophilile kumele ube

semzimbeni ophilile,”

ngemuva kwemidlalo

yaminyaka yonke i-Ward 46

Councillor’s Tournament.

Izigceme ezinge ngaphansi

kawadi-46 zidlane imilala

enkundleni yezemidlalo

eGround number 1

kwaMashu lapho u-E no-G

baphumelele ukuyodlala

ISAKHIWO SOMHLABA: Ngaphambi konyaka ka 2010 uma ukhuluma ngeTheku, into yokuqala efika engqondweni imfudumalo namabhishi

asezingeni lomhlaba. Kodwa manje ngeke uhambe ungayibonanga i-Moses Mabhida uma ukuleli dolobha. Izitolo ezinje ngo-Virgin Active,

Nino’s ne-Subway zisebenza ubusuku nemini

esiphundu neziphuzo e-

Cuba Lounge, Keg and Spear

kanye nase Nino’s, uma

beqeda bathenge izimpahla

e-Sneakers nase-STS Sport.

IBamba leNhloko yakwa-

Strategic Projects u-Sue

Bannister uthe le nkundla

isifike ezingeni lokungenisa

imali. Le nkundla isisingathe

imicimbi engu-350

okukhombisa ngokusobala

ukuthi isebenza isinzuku

eziyisikhombisa ngesonto,

kweyamanqamu.

Womabili lamaqembu

adlale ibhola elinenkosi

phakathi nokudale ukuthi

umdlalo uphele zibambene

ngamagoli amabili ngapha

nangapha.

Umdlalo udlulele kumaphenathi

nokuyilapho u-E

udlule ngamagoli amane

kwamathathu, bathatha

isiklabhu, R 500 nendebe.

“Ngibanayo lemidlalo

minyaka yonke ngoba

ngihlose ngayo ukubalekisa

hhayi ngezinsuku zemidlalo

kuphela.

“Emicimbini eyenzeka

enkundleni lena, isingu-38

imicimbi eseyenzekile

okuhlanganisa nemidlalo ye-

Premier Soccer League,

20/20 cricket

namakhonsathi omculo. Le

nkundla isivakashelwe

abantu abangaphezu kuka-

350 000 kanti isingenise imali

engu-R13 million.

Kulezinyanga ezingu-12 kuya

SADLA

THINA:

UKhansela

Bongani

Dlamini

nompetha be

bonyaka ka

2011

kumncintiswa

no wakwa

Wadi 46.

Isithombe:

SIMPHIWE

DLAMINI

Ibe nesasasa imidlalo yebhola

abantu abasha ophuzweni

oludakayo,

ezidakwamizweni

nokubagwemisa ucansi

olungavikelekile. Le midlalo

iyakhula minyaka yonke.

Sesikhiphe abafana abadlala

ezingeni elikhokhelwayo.

UKaputeni weqembu

lakwa-E, uBongani Majola

ubonge ukubambisana

kweqembu labo nokubenze

baba ngompetha.

dlaminisimphiwe@durban.gov.za

kuJuni 2011 lenkundla

ingenise imali engu-

R72,262,117-00 lokhu

kuhlanganisa nemali

eyenziwa ngesikhathi

sendebe yomhlaba, kusho

uBannister nothe inkundla

ibuye ingenise imali

ngezitolo, ukuqashwa kwe-

People’s Park nezinkundla

eziseceleni

kwalenkundlakazi

ezingaqashwa amakilabhi

angadlali esigabeni

GUGU MDLALOSE

UMNYANGO wezoku-

Thutha kuMasipala weTheku

usuqalile nezinhlelo zawo

zokuthuthukisa nokulungisa

izikhumulo zamabhasi

ezakhele iTheku kanye

nezinhlelo zokuthenga

amabhasi amasha ukuze

ezokuthutha zihambe

phambili. Lezinhlelo

zibekelwe imali engango-

R240 million.

Lo mnyango wamukele

amabhasi amasha angu-124

ngoDisemba, nazosebenza

esikhaleni salawa amadala

ngoba lawa amadala

awakulungele ukusetshenziswa

abantu abaphila nokukhubazeka.

“Lokhu kuyingxenye

yesifiso sethu sokuqinisekisa

ukuthi zonke izakhamuzi

zaseThekwini zinelungelo

lokusebenzisa ezokuthutha

eziphephile,” kusho iNhloko

yoMnyango wezokuThutha

uThami Manyathi. Uqhube

wathi amabhasi amasha

esikhokhelwayo.

Izindaba ezinhle

ngezokuthi ikilabhi

yakulesifundazwe, AmaZulu

FC asehlele imidlalo engu-12

yesizini ka-2011/2012.

Uphiko lokwenziwa

kwenzuzo kule nkudla

lusebenza ngokukhulu

ukuzikhandla ukwakha

ubudlelwano nezinye

izinhlaka zezemidlalo

nokuthola eminye imidlalo. “

I-People’s Park isalokhu

Izinhlelo ezintsha

zokuthutha kwa ETA

azosebenzela maphakathi

neTheku nasemizileni eseNingizimu

yeTheku. Izakhamizi

zaseThekwini zizoqala

futhi zibone okuningi okuthuthukisiwe

ngendlela

lomsebenzi wamabhasi

osuzophathwa ngayo. Zizophinde

zibone nokuncane

okuthuthukisiwe ngaphakathi

emabhasini njengoba

kuzoba khona izimpawu

ezikhomba ukuthi lezihlalo

zibekelwe kuphela izaguga,

abakhulelwe nabagulayo.

Lo Mnyango uphinde

wasebenzisa imali engango-

R58,5m ekuthuthukiseni

izikhumulo zamabhasi ezine

okubalwa kuzo uMlazi, Ntuzuma,

Rossburgh neKwa-

Mashu.

“UMnyango wethu ufuna

ukwenza isiqinisekiso

sokuthi abashayeli bamabhasi

basebenzela endaweni

enhle futhi ehlanzekile

abaziqhenyayo ngayo,”

kuchaza uManyathi.

Lolu hlelo lokuthuthukisa

ezokuthutha kube umbono

iqhubeka ukuba intandokazi

kulabo abathanda ukugijima

ekuseni, iphinde ibe nomzila

wamabhayisikili nokwenza

imicimbi efana nama picnic.

Abantu abalindele izitolo

ezintsha ezizovulwa

kulonyaka ka-2012

okuhlanganisa ne-Sports

Science Durban Centre.

“Lona kuzoba ngunyaka

omuhle we-Moses Mabhisa,”

kuphetha u-Bannister.

dlaminisimphiwe@durban.gov.za

oqhamuke kuMnyango

kazwelonke wezokuThutha

kanti kulindeleke ukuthi

kushaye u-2020 lube selusabalaliswe

zonke izindawo.

ITheku lathatha igxathu

lokuqala ngo-Okthoba

nyakenye lapho lathula

khona uhlelo lokusetshenziswa

kwamakhadi i-

Muvo smartcard.

Kusukela phakathi nonyaka

ka-2010 amakhadi e-

Muvo azosetshenziswa kwezokuThutha

zaseThekwini

nasemabhasini aziwa nge-

People Mover. Leli khadi

ilona eselizosetshenziswa

esikhaleni samakhuphoni

ephepha asetshenziswayo

kuyimanje.

Njengoba kuqhubeka

lezinhlelo zokuthuthukiswa

kwezokuThutha kuzoba lula

ukuthi ikhadi iMuvo

lisebenze kuyona yonke

imizila nakuzona zonke

izinhlobo zezokuthutha

nokubalwanezitimela.

mdlaloseg@durban.gov.za