19.05.2013 Views

here - National Library Of South Africa

here - National Library Of South Africa

here - National Library Of South Africa

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

USolwazi (uBaba) uMazisi Kunene wedlula emhlabeni eThekwini ziyi-12 kuNcwaba

ngonyaka we-2006.

Isihloko

sencwadi: Izigemegeme Zodwa

Umbhali: M. Xulu

Uhlobo

lwencwadi: Inoveli

ISBN: 9780636135802

Umshicileli: Maskew Miller Longman

Ulimi: IsiZulu

Isifi nyezo: Lencwadi iqukethe iqoqo lezindaba ezimfushane. Lezi zindaba zihlabahlosile

futhi ziyaheha. Abalobi balezi zindaba ezididiyelwe kulencwadi baphumelele

ukusebenzisa ikhono ekuzindlaleni kahle. Lezi zindaba zimayelana nezigigaba

ezihlukene eziphathelene nempilo kanye nobunzima bayo. Zithi kazifane

kodwa hhayi ncamashi. Okwenza kube khona ubuhlobo phakathi kwazo yingxenye

yesifundo esitholakalayo endabeni ngayinye, okuyisexwayiso ngobungozi

obukhona uma ungacopheleli empilweni. Yonke imibhalo yale ncwadi ingefundisayo

iphinde ithule amaqiniso ngobunjalo bempilo. Iyakugcizelela futhi ubumqoka

bokuzihlangula ezenzweni ezimbi kwazise labo abenza okubi bathelwe ngamathonsi

abanzi.

Preserving and Celebrating our literary heritage Page 41

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!