23.12.2014 Views

indlela yokusebenzisa kangcono lesisifundo - Amos Africa

indlela yokusebenzisa kangcono lesisifundo - Amos Africa

indlela yokusebenzisa kangcono lesisifundo - Amos Africa

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

2. KUKHONA NJE UNKULUNKULU OYEDWA WEQINISO, YENA

UYAKUTHANDA.

Oyigolide

ngoba

uNkulunkulu uyiNkosi

yamakhosi!

Qiniseka ukuthi bonke abalaleli banayo iNcwadi eNgenamazwi.

Isingeniso:

* Usakhumbula isifundo osandukusenza na Ikhasi legolide lisifundisani na

* Kungani sikhethe igolide ukusikhumbuza ngoNkulunkulu na

(Ngokuba uNkulunkulu uyiNkosi, futhi igolide lihambisana nesimo seNkosi)

* (Namathisela isithombe kanye nendikimba 2 odongweni.)

UMLAYEZO: Okusemqoka maqondana nesimo sikaNkulunkulu esisithola eBhayibhilini yilokhu

okulandelayo: Ekuqaleni kwakungekho lutho, nguNkulunkulu kuphela. Wadala ke konke. Konke

okubonakalayo nalokho okungabonakali. Konke ongakucabanga nalokho ongazange wakucabangela.

Konke ongakuzwayo, nalokho ongakuthintayo ongakunabithekayo nongakunukayo.

Okumangalisayo kukho konke uNkulunkulu akwenza kungumuntu. Wakudala nawe. Kungakho

ebizwa ukuthi unguMdali.

UNkulunkulu akazange adale umhlaba nakho konke okukuwo wase ewuyekela nje. Kepha

usaqhubeka ukugcina konke akudalileyo. Ugcina izinkanyezi ezinkulu ezihlezi ezindaweni zazo,

kodwa uwondla futhi imizwilili nezimpethwana ezincane. Futhi usabondla nabantu.

11

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!