23.12.2014 Views

indlela yokusebenzisa kangcono lesisifundo - Amos Africa

indlela yokusebenzisa kangcono lesisifundo - Amos Africa

indlela yokusebenzisa kangcono lesisifundo - Amos Africa

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

3. UNKULUNKULU UYAZICHAZA UKUTHI UNGUBANI.

Lomlayezo uhambisana nekhasi egolidi, ngoba lisifundisa ngoNkulunkulu.

ISINGENISO:

* Ungamazi kanjani umuntu, ongazange wambona yena isiqu sakhe na (Xoxisana

ngeqembu.)

UMLAYEZO: Ngifuna ukukufundisa izindlela ezintathu zokumazi umuntu ongabonwanga nguwe.

(Namathisela isithombe sesifundo 3 odongweni). Bheka isithombe - sizokusiza ukukhumbula izindlela

ezintathu ezizokhuluma ngazo.

Indlela yokuqala yokumazi lomuntu, kungukubona umsebenzi wakhe, nezinto ezenzwe nguye.

Ngokulinganisa uma ubona indlu enkulu enhle eyakhiwe ngamatshe, uyazi ukuthi umakhi ungumuntu

onolwazi oluphambili maqondana nokwakha. Kunjalo ungamazi uNkulunkulu ngomsebenzi wakhe

nangendlela aphethe zonke izinto. Funda manje kwabaseRoma 1:19-20. Khumbula futhi zonke izinto

ozifunde ngethuba elidlulile. Ngokudaliweyo uNkulunkulu usikhombisa ukuthi ungumninimandla onke.

Wadala konke ngaphandle kokuba enezinto zokusetshenziswa. Yena ugcina futhi ilanga nenyanga

nezinkanyezi ezikhundleni zazo. Ngokudalileyo uNkulunkulu usikhombisa futhi ukuhlakanipha

kwakhe. Bona nje ukuthi wakudala kanjani wena. Yebo, ngokudaliweyo UNKULUNKULU

UYAZICHAZA UKUTHI UNGUBANI. (Namathisela manje indikimba 3 odongweni.) Kepha, ngenxa

yesono mina nawe asiqondisisi lokho uNkulunkulu afisa ukusifundisa kona ngokudaliweyo.

Ngenhlanhla zikhona futhi ezinye izindlela zokumazi uNkulunkulu.

13

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!