23.12.2014 Views

indlela yokusebenzisa kangcono lesisifundo - Amos Africa

indlela yokusebenzisa kangcono lesisifundo - Amos Africa

indlela yokusebenzisa kangcono lesisifundo - Amos Africa

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

18. UMOYA ONGCWELE UFISA UKUYIBUSA IMPILO YAKHO YONKE

NSUKUZONKE.

Lomlayezo uhambisana nekhasi eliluhlaza, ngoba ufundisa ukuthi uMoya oNgcwele yena ukusizayo

ukuphila njengoba uNkulunkulu efuna ukuthi uphile. Namathisela isithombe sesifundo 18 odongweni.

ISINGENISO:

* Isondo lokushayela (stearingwheel) lihlukene kanjani nesondo eliyispele na

* Uyathanda yini ukuhamba ibanga elide lingekho isondo lesipele na

* Wakewasho kuwe uma uhamba ngemoto ukuthi ufisa ukuthi kukuvelele ingozi andukuba

usebenzise isondo lesipele na

Ucabanga ukuthi uNkulunkulu uthanda ukuba yini empilweni yakho: Noma isondo lokushayela

(stearingwheel) eliphethe impilo yonke yakho na Masifune impendulo eBhayibhelini.

FUNDA IBHAYIBHELI: KwabaseRoma 8:14 na kwabaseGalatiya 5:16-25. (Funda kabili indima 16 ne 25

futhi namathisela indikimba 18 odongweni.)

UMLAYEZO: Akekho ofisa ukuhamba ngemoto isondo lesipele lingekho, kodwa futhi akekho ofisa ukuthi

sizovela isidingo sokusebenzisa isondo lesipele. Isondo eliyisipele lidingekile kodwa liboshelelwa ngezansi

kwemoto ukhohlwe ngalo. Ngesinye isikhathi uzolunguza ukubona ukuthi lisekhona futhi lisaqinile yini.

Kodwa uma uhamba isondo eliyisipele aliyenzi umehluko emotweni. Uma lingekho imoto isazohamba

kahle.

45

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!