23.12.2014 Views

indlela yokusebenzisa kangcono lesisifundo - Amos Africa

indlela yokusebenzisa kangcono lesisifundo - Amos Africa

indlela yokusebenzisa kangcono lesisifundo - Amos Africa

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

5. UGCWELE ISONO, AWUKWAZI UKUZISINDISA.

Onokungcola,

ngoba

isono singcolisa

impilo yakho

Qiniseka ukuthi bonke babeNcwadi eNgenamazwi.

ISINGENISO:

* Usakhumbula umlayezo wekhasi elingcolile na

* Kungani sikhetha umbala onokungcola ukusikhumbuza ngesono na

(Ngokuba isono singcolisa impilo yakho ibembi. Khumbula ukuthi akusiwo umzimba wakho ongcolayo ubembi,

kodwa yimpilo yakho engcolayo ibembi.)

* (Namathisela manje indikimba nesithombe 5 odongweni.)

UMLAYEZO: Okusemqoka okufundiswa eBhayibhelini maqondana nesono kungokulandelayo:

UNkulunkulu akaphoqanga uAdamu noEva, abantu abadalwe kuqala, ukuthi bamthande. Wabenza

kanjena ukuthi bangazikhethela ukuzimisela ukumthanda bamhloniphe. USathane wabalinga,

banquma ukungalaleli uNkulunkulu. Yibonabona. Manje omunye nomunye umuntu ozalwayo

unjengoAdamu noEva - uyisoni. Lokho kuchaza ukuthi akunamuntu ongakufundisa izinto ezimbi,

uzenza ngokwakho. Ngokuba bonke abantu bazalwa beyizoni, omunye nomunye umuntu wenza

isono. Akukho muntu ongenasono (kwabaseRoma 3:23).

Kepha siyini isono na EBhayibhelini uNkulunkulu uqobo uyasitshela ukuthi siyini. Isono

singukungalaleli uNkulunkulu. Singukungathandi uNkulunkulu nabanye abantu. Uma ungathandi

uNkulunkulu nabanye abantu, ucabanga, usho futhi wenze izinto ezimbi nezingalungile kubo.

17

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!