13.07.2015 Views

UBUNKONDLO OBUTHOLAKALA EZITHAKAZELWENI ZESIZULU

UBUNKONDLO OBUTHOLAKALA EZITHAKAZELWENI ZESIZULU

UBUNKONDLO OBUTHOLAKALA EZITHAKAZELWENI ZESIZULU

SHOW MORE
SHOW LESS
  • No tags were found...

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

3.1.8 UbumniniIzithakazelo zibuye zisebenzise ubumnini ukukhombisa ukuthi laba bantuabathakazelwayo bangabakwabani futhi bangebaluphi uzalo.Ake sikucacise lokhu ngezithakazelo:Izithakazelo zakwaChiya:1. Chiya!2. KaMthungi,3. KaNgema,4. KaManzi,5. KaSigoya,6. Kahlamba ngentusi7. Abanye behlamba ngamanzi.8. BaseMfolozi emhlophe nakwemnyama9. Bakwagangada indlela kuvela udonga10. BakwaMagalweni.11. BakwaCwangucwangu olumhlophe12. Bakwa Hhiyahhiya akobanani13. Bakwasihlahla esibanda amagwala.Izithakazelo zakwaMchunu:1. Mchunu!2. Macingwana,3. IChunu lakoNyanda,4. UNyanda yemikhonto.5. BakwaMajola uyahamba uyansinsitheka6. AbaNguni abamhlophe7. Nina bakwaMacingwana8. Nina bakwaPhakade akaqugi9. Owafela eNgonyameni10. Nina bakwaNgqulunga11. Nina bakwaNyongande12. Nina mabayeyesa baseMngeni13. Macingwana!14. Kwandonga-dilika15. Ngiphuze amanzi aphilayo16. Kade ngangiphuza imichachazo17. Kwaphaphe lukaManciza18. Oluncinze kwasa ziqaqanjelwa19. KaMchunu wasenhla20. Owehla ngesilulu wagingqika.Ake sitomule imigqa kuzithakazelo ezingenhla lapho buvele khona ubumnini:79

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!