UBUNKONDLO OBUTHOLAKALA EZITHAKAZELWENI ZESIZULU
UBUNKONDLO OBUTHOLAKALA EZITHAKAZELWENI ZESIZULU
UBUNKONDLO OBUTHOLAKALA EZITHAKAZELWENI ZESIZULU
- No tags were found...
You also want an ePaper? Increase the reach of your titles
YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.
Izithakazelo zakwaChiya:Bheke isakhi sobumnini u –Ka – emigqeni wesi – 2 kuya kowesi- 6. Kanti ungabuyeubheke isakhi sobuminini u – Ba- emigqeni wesi – 9 kuya kowesi- 13.2. KaMthungi,3. KaNgema,4. KaManzi,5. KaSigoya,6. KaHlamba ngentusiUDoke (1927: 119) uthi isakhi u-“ka” uma ngabe uphongozwe kumagama angenhlaesigaba soku1(a) usho ukuthi umfana ka-“the son of”. UDoke usinikeza isiboneloasithathe ezibongweni zikaMpande:UMpande kaSenzangakhona (Mpande, son of Senzangakhona).9. Bakwagangada indlela kuvela udonga.10. BakwaMagalweni.11. BakwaCwangucwangu olumhlophe.12. BakwaHhiyahhiya akobanani.13. Bakwasihlahla esibanda amgwalaIzithakazelo zakwaMchunuBheka isathi sobumnini u – bakwa- emigqaeni wesi – 7, 8, 10 – 127. Nina bakwaMacingwana,8. Nina bakwaPhakadegwana10. Nina bakwaNgqulunga,11. Nina bakwaNyongande,12. Nina bakwaSilwane, bakwaGabangaye,Uma ubheka isakhi isiphongozo bakwa- uzoqaphela ukuthi u “ba-” uyisivumelwanosenhloko sesigaba sokuqala ubuningi ngendlela kaNyembezi (1956:46), kanti isakhiu “kwa-” (ku+a) yisakhi sobumnini.Kanti futhi leli iphethini elisetshenziswa kakhulu ezibongwenizamakhosi.Ezibongweni zeNkosi uShaka lisetshenziswe kahle leli phethini,Nyembezi (1958: 22):80