29.12.2012 Views

23 November - 06 December 2012 - Durban

23 November - 06 December 2012 - Durban

23 November - 06 December 2012 - Durban

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

CLASSIFIEDS tenders

The place for eThekwini jobs, calls for proposals, tenders and notices

Amathenda afakwe ezimvilophini zavalwa, aqondiswa ku-City Manager, c/o Ground Floor, Municipal Building, 166 K.E. Masinga Road (phambilini obuwaziwa ngo-Old Fort Road), Durban 4001,

ayokwamukelwa noma ngasiphi isikhathi ngaphambi kuka-11:00 emini (hhayi emuva kwaleso sikhathi) ngezinsuku okuvalwa ngazo ezibhalwe lapha ngenzansi, lapho amathenda eyovulwa

phambi kwabantu. Imininingwane namafomu kutholakala kulowo mnyango noma ama-consultants abhaliwe.

SIBUSISO SITHOLE CITY MANAGER 2012-11-23

ETHEKWINI

ELECTRICITY

Imibhalo yamathenda (ebhalwe

ngesiNgisi) itholakala eThekwini

Electricity, 1 Jelf Taylor

Crescent, eThekwini (Okheshiya

batholakala kusuka ngo-08:00

kuya ku-15:00, ngeMisombuluko

kuya koLwesihlanu. Akuvulwa

ngamaholide.)

Yonke imibuzo: Gavin Joseph:

Ucingo: 031-311 9422; email:

josephg@elec.durban.gov.za

E.9085 Ukuthengisela, ukudiliva

nokuthulula ama-fasteners

izinyanga ezingama-24 (R250

imali engeke ibuye ekhokhelwa

ithenda ngalinye – ukheshe

noma amasheke aqinisekiswe

yibhange kuphela)

Usuku lokuvala: 7 Disemba

2012

E.9134 Ukuthengisela, ukudiliva

nokuthulula ama-132kV

surge arresters izinyanga

ezingama-24 (R250 imali

engeke ibuye ekhokhelwa

ithenda ngalinye – ukheshe

noma amasheke aqinisekiswe

yibhange kuphela)

Usuku lokuvala: 18 Januwari

2013

ARCHITECTURAL

DEPARTMENT

Imibhalo yamathenda (ebhalwe

ngesiNgisi) itholakala ku-

Cashier, Basement, Engineering

Unit, Municipal Centre, 166 KE

Masinga (Old Fort) Road,

eThekwini (phakathi kuka-08:00

no-12:30 nango-13:15 kuya ku-

15:15)

THENDA LENANI

ELILINGANISELWA

NGAPHANSI KUKA-R1M

CSA.2229 Ukufakwa kweepoxy

coating phansi eDepho

yaseSpringfield - Heavy Plant

Workshop (Iwadi 25);

Amanzimtoti/Umdoni Depot

(Iwadi 93), Mobeni Depot -

Vehicle Inspection Centre

(iwadi 75) (R100 imali

ekhokhelwa ithenda ngalinye

engeke ibuye – ukheshe noma

isheke eliqinisekiswe yibhange

kuphela)

Usuku lokuvala: 7 Disemba

2012

Umhlangano wokuhlola indawo,

okuyimpoqo ukuwethamela,

umhla ka-2012-11-30,

eSpringfield Depot Heavy Plant

Workshop, Electron Road,

eSpringfield ngo-10:00.

Amathenda alabo abengezanga

kulo mhlangano ayokhishelwa

ngaphandle uma sekuhlungwa.

Yonke imibuzo: Ucingo: 031-

205 4133 noma 083 723 2071

(Ken Froise).

AMATHENDA ENANI

ELILINGANISELWA

NGAPHANSI KUKA-R5M

CSA.0912-3 Cato Manor

Cultural Centre: Isigaba 1:

Ukulungisa igceke nemisebenzi

ehambisana nakho (R250

imali ekhokhelwa ithenda

ngalinye engeke ibuye –

ukheshe noma isheke

eliqinisekiswe yibhange

kuphela)

Usuku lokuvala: 7 Disemba

2012

Umhlangano wokuhlola indawo,

okuyimpoqo ukuwethamela,

umhla ka-2012-11-29, lapho

kungenwa khona eCulture Block,

City Hall, Anton Lembede

(Smith) Street, eThekwini, ngo-

10:00. Amathenda alabo

abengezanga kulo mhlangano

ayokhishelwa ngaphandle uma

sekuhlungwa. Abavunyelwe ukufaka

amathenda yilabo kuphela

ababhalise kwi-CIDB, noma labo

abazokwazi ukubhalisa

ngaphambi kokuhlaziywa kwamathenda

afakiweyo, esigabeni

sokubhaliswa kosonkontileka

esilingana noma esingaphezu

kwesinqunywe ngokwenani lomsebenzi

wokwakha osezingeni

4GB/4CE noma ngaphezulu.

Yonke imibuzo: Ucingo: 031-

303 2985 noma 083 700 0102

(Dean Ramlal).

CSA.1914(i) Iwadi 28: Jelf

Taylor Crescent: Ukufakwa

kukagesi emahhovisi amasha

akwa-Security Management

(R250 imali ekhokhelwa ithenda

ngalinye engeke ibuye –

ukheshe noma isheke

eliqinisekiswe yibhange

kuphela)

Usuku lokuvala: 7 Disemba

2012

Umhlangano wokuhlola indawo,

okuyimpoqo ukuwethamela,

umhla ka-2012-11-29, e-

Architectural Maintenance

Boardroom, 166 KE Masinga

Road, eThekwini, ngo-10:00.

Amathenda alabo abengezanga

kulo mhlangano ayokhishelwa

ngaphandle uma sekuhlungwa.

Abavunyelwe ukufaka amathenda

yilabo kuphela ababhalise kwi-

CIDB, noma labo abazokwazi

ukubhalisa ngaphambi kokuhlaziywa

kwamathenda afakiweyo,

esigabeni sokubhaliswa

kosonkontileka esilingana noma

esingaphezu kwesinqunywe ngokwenani

lomsebenzi wokwakha

osezingeni 3EB/2EB PE noma

ngaphezulu.

Yonke imibuzo: Ucingo: 031-

539 7442 noma 083 926 2888

(Cobus Nieuwoudt)

ENGINEERING UNIT

Imibhalo yamathenda (ebhalwe

ngesiNgisi) itholakala ku-

Cashier, Basement, Engineering

Unit, Municipal Centre, 166 KE

Masinga (Old Fort) Road,

eThekwini (phakathi kuka-08:00

no-12:30 nango-13:15 kuya ku-

15:15)

1R-7274 Ukulungiswa nokwakhiwa

kwendawo okujikwa

kuyona kuRana Road,

eSiphingo –Iwadi 90 (R100

imali ekhokhelwa ithenda

ngalinye engeke ibuye –

ukheshe noma isheke

eliqinisekiswe yibhange

kuphela)

Usuku lokuvala: 7 Disemba

2012

Umhlangano wokuhlola indawo,

okuyimpoqo

ukuwethamela, umhla ka

2012-11-29, ekupheleni

kukaRana Road, eSiphingo,

kuwadi 90, eThekwini, ngo-

10:30. Amathenda alabo

abangezanga kulo mhlangano

ayokhishelwa ngaphandle uma

sekuhlungwa. Abavunyelwe

ukufaka amathenda yilabo

kuphela ababhalise kwi-CIDB,

noma labo abazokwazi ukubhalisa

ngaphambi kokuhlaziywa

kwamathenda afakiweyo,

esigabeni sokubhaliswa

kosonkontileka esilingana

noma esingaphezu kwesinqunywe

ngokwenani lomsebenzi

wokwakha osezingeni 3CE.

Amathenda kufanele alandwe

kusasele izinsuku ezingekho

ngaphansi kwezintathu kufike

usuku lokuvalwa kwamathenda.

Yonke imibuzo: Ucingo: 031-

311 7555 (Ms. L Govender).

1R-9627 Ukwakhiwa

kwemigwaqo namaphevumente

kuwadi 60 (R250 imali

ekhokhelwa ithenda ngalinye

engeke ibuye – ukheshe noma

isheke eliqinisekiswe yibhange

kuphela)

Usuku lokuvala: 7 Disemba

2012

Umhlangano wokuhlola indawo,

okuyimpoqo ukuwethamela,

umhla ka 2012-11-29, ekhoneni

likaMira Way noHimalaya,

eVerulam, eThekwini, ngo-11:00.

Amathenda alabo abangezanga

kulo mhlangano ayokhishelwa

ngaphandle uma sekuhlungwa.

Abavunyelwe ukufaka amathenda

yilabo kuphela ababhalise kwi-

CIDB, noma labo abazokwazi

ukubhalisa ngaphambi kokuhlaziywa

kwamathenda afakiweyo,

esigabeni sokubhaliswa

kosonkontileka esilingana noma

esingaphezu kwesinqunywe ngokwenani

lomsebenzi wokwakha

osezingeni 4CE. Amathenda

kufanele alandwe kusasele izinsuku

ezingekho ngaphansi kwezintathu

kufike usuku lokuvalwa

kwamathenda.

Yonke imibuzo: Ucingo: 031-

311 7261 (V. Sewpersad).

1R-9644 Ukwakhiwa

kukaRockbridge Avenue

(R250 imali ekhokhelwa ithenda

ngalinye engeke ibuye –

ukheshe noma isheke

eliqinisekiswe yibhange

kuphela)

Usuku lokuvala: 7 Disemba

2012

Umhlangano wokuhlola indawo,

okuyimpoqo ukuwethamela,

umhla ka 2012-11-29,

kuRockbridge Avenue, uma

uchezuka kuStonebridge Drive,

ePhoenix, ngo-10:00. Amathenda

alabo abangezanga kulo

mhlangano ayokhishelwa

ngaphandle uma sekuhlungwa.

Abavunyelwe ukufaka amathenda

yilabo kuphela ababhalise kwi-

CIDB, noma labo abazokwazi

ukubhalisa ngaphambi kokuhlaziywa

kwamathenda afakiweyo,

esigabeni sokubhaliswa

kosonkontileka esilingana noma

esingaphezu kwesinqunywe ngokwenani

lomsebenzi wokwakha

osezingeni 3CE. Amathenda

kufanele alandwe kusasele izinsuku

ezingekho ngaphansi kwezintathu

kufike usuku lokuvalwa

kwamathenda.

Yonke imibuzo: Ucingo: 031-

311 7612 (M. Nakhooda).

1R-9946 Ukwakhiwa

kwamaphevumente kuNyala

Road nama-traffic circle -

Mkhiwane Road kuya emgwaqweni

oya eNtuzuma (R250

imali ekhokhelwa ithenda

ngalinye engeke ibuye –

ukheshe noma isheke

eliqinisekiswe yibhange

kuphela)

Usuku lokuvala: 14 Disemba

2012

Umhlangano wokuhlola indawo,

okuyimpoqo ukuwethamela,

umhla ka 2012-11-29, kuNyala

Road, KwaMashu, maqondana

nePrincess Magogo Stadium,

ngo-11:00. Amathenda alabo

abangezanga kulo mhlangano

ayokhishelwa ngaphandle uma

sekuhlungwa. Abavunyelwe ukufaka

amathenda yilabo kuphela

ababhalise kwi-CIDB, noma labo

abazokwazi ukubhalisa

ngaphambi kokuhlaziywa kwamathenda

afakiweyo, esigabeni

sokubhaliswa kosonkontileka

esilingana noma esingaphezu

kwesinqunywe ngokwenani lomsebenzi

wokwakha osezingeni

3CE. Amathenda kufanele

alandwe kusasele izinsuku

ezingekho ngaphansi kwezintathu

kufike usuku lokuvalwa kwama-

thenda.

Yonke imibuzo: Ucingo: 031-

311 7728 (L.N.J. Cloete).

3V-5957 Umlazi B10 - Iwadi

79, Section GX7/8:

Ukwakhiwa kwengqalasizinda

(R1000 imali ekhokhelwa

ithenda ngalinye engeke ibuye

– ukheshe noma isheke

eliqinisekiswe yibhange

kuphela)

Usuku lokuvala: 11 Januwari

2013

Umhlangano wokuhlola indawo,

okuyimpoqo ukuwethamela,

umhla ka 2012-11-29,

eMbalenhle Community Hall,

Nyala Street, kwa-G eMlazi, ngo-

10:00. Amathenda alabo

abangezanga kulo mhlangano

ayokhishelwa ngaphandle uma

sekuhlungwa. Abavunyelwe ukufaka

amathenda yilabo kuphela

ababhalise kwi-CIDB, noma labo

abazokwazi ukubhalisa

ngaphambi kokuhlaziywa kwamathenda

afakiweyo, esigabeni

sokubhaliswa kosonkontileka

esilingana noma esingaphezu

kwesinqunywe ngokwenani lomsebenzi

wokwakha osezingeni

6CE.

Yonke imibuzo: Ucingo: 031-

266 8382 (Deon Gevender,

BVi Consulting Engineers).

3V-9102 Ukulungiswa

kweWarner Beach – Isigaba 2:

Ukwakhiwa kwamaphevumente

akhonkwe ngezitini,

imigudu yamanzi, izintuba

zokungena kwawo, amaphevumente

etiyela, nonqenqema

lukakhonkolo neminye

imisebenzi emincane (R250

imali ekhokhelwa ithenda

ngalinye engeke ibuye –

ukheshe noma isheke

eliqinisekiswe yibhange

kuphela)

Usuku lokuvala: 7 Disemba

2012

Umhlangano wokuhlola indawo,

okuyimpoqo ukuwethamela,

umhla ka 2012-11-29.

Kuzohlanganelwa ekhoneni lika-

Andrew Zondo (Kingsway) Road

no Almond Road, maqondana

noGeorge’s Second Hand Shop,

ngo-10:00. Amathenda alabo

abangezanga kulo mhlangano

ayokhishelwa ngaphandle uma

sekuhlungwa. Abavunyelwe ukufaka

amathenda yilabo kuphela

ababhalise kwi-CIDB, noma labo

abazokwazi ukubhalisa

ngaphambi kokuhlaziywa kwamathenda

afakiweyo, esigabeni

sokubhaliswa kosonkontileka

esilingana noma esingaphezu

kwesinqunywe ngokwenani lomsebenzi

wokwakha osezingeni

3CE. Amathenda kufanele

alandwe kusasele izinsuku

ezingekho ngaphansi kwezintathu

kufike usuku lokuvalwa kwamathenda.

Yonke imibuzo: Ucingo: 031-

311 7292 (Ayanda Zungu)

noma 031-311 7785 (Imtiaz

Sultan).

3V-9771 Ukwakhiwa kwezindawo

zokudla

ezehlukahlukene eHoy Park

(R250 imali ekhokhelwa ithenda

ngalinye engeke ibuye –

ukheshe noma isheke

eliqinisekiswe yibhange

kuphela)

Usuku lokuvala: 7 Disemba

2012

Umhlangano wokuhlola indawo,

okuyimpoqo ukuwethamela,

umhla ka 2012-11-29, eHoy

Park, ngo-10:00. Amathenda

alabo abangezanga kulo

mhlangano ayokhishelwa

ngaphandle uma sekuhlungwa.

Abavunyelwe ukufaka amathenda

yilabo kuphela ababhalise kwi-

CIDB, noma labo abazokwazi

ukubhalisa ngaphambi kokuhlaziywa

kwamathenda afakiweyo,

esigabeni sokubhaliswa

kosonkontileka esilingana noma

esingaphezu kwesinqunywe ngokwenani

lomsebenzi wokwakha

osezingeni 3CE. Amathenda

kufanele alandwe kusasele izinsuku

ezingekho ngaphansi kwezintathu

kufike usuku lokuvalwa

kwamathenda.

Yonke imibuzo

Eyobuchwepheshe: Ucingo:

031-311 7284 (M. Chetty);

Eminye: Ucingo: 031-311 7588

(B. Timakia).

CITY FLEET

Imibhalo yamathenda (ebhalwe

ngesiNgisi) itholakala ku-

Cashier, Basement, Municipal

Centre, 166 KE Masinga (Old

Fort) Road, eThekwini (phakathi

kuka-08:00 no-12:30 nango-

13:15 kuya ku-15:15)

CF/78/12 Ukuthengisela nokufakela

uMasipala ama-aerial

platforms (R250 imali

ekhokhelwa ithenda ngalinye

engeke ibuye – ukheshe noma

isheke eliqinisekiswe yibhange

kuphela)

Usuku lokuvala: 7 Disemba

2012

Yonke imibuzo: Ucingo: 031-

309 5770 (Brian Stokes).

HOUSING UNIT

Imibhalo yamathenda (ebhalwe

ngesiNgisi) itholakala ku-

Cashier, Basement, Municipal

Centre, 166 KE Masinga (Old

Fort) Road, eThekwini (phakathi

kuka-08:00 no-12:30 nango-

13:15 kuya ku-15:15)

1H-9208 Ukwenzela

uMasipala umsebenzi wokuhlelwa

kwedolobha nokudatshulwa

komhlaba kwiphrojekthi

yase-Hull Valley (R250

imali ekhokhelwa ithenda

ngalinye engeke ibuye –

ukheshe noma isheke

eliqinisekiswe yibhange

kuphela)

Usuku lokuvala: 11 Januwari

2013

Umhlangano wokuhlola indawo,

okuyimpoqo ukuwethamela,

umhla ka 2012-11-29, e2nd

Floor Boardroom, Shell House,

ngo-09:00. Amathenda alabo

abangezanga kulo mhlangano

ayokhishelwa ngaphandle uma

sekuhlungwa. Amathenda

kufanele alandwe kusasele izinsuku

ezingekho ngaphansi kwezintathu

kufike usuku lokuvalwa

kwamathenda.

Yonke imibuzo

Eyobuchwepheshe: Ucingo:

031-311 3025 (C. Kok);

Eminye: Ucingo: 031-311 3488

(D. Meyers).

SUPPLY CHAIN

MANAGEMENT

Imibhalo yamathenda (ebhalwe

ngesiNgisi) itholakala ku-

Cashier, Basement, Engineering

Unit, Municipal Centre, 166 KE

Masinga (Old Fort) Road,

eThekwini (phakathi kuka-08:00

no-12:30 nango-13:15 kuya ku-

15:15) noma http://www.durban.gov.za

Resource

Centre/Tenders

S.3868 Ukuthengisela

nokudilivela uMasipala

amakhemikhali amachibini

okubhukuda (R500 imali

ekhokhelwa ithenda ngalinye

engeke ibuye – ukheshi noma

isheke eliqinisekiswe yibhange

kuphela)

Usuku lokuvala: 18 Januwari

2013

Umhlangano wokucacisa ngalo

msebenzi, okuyimpoqo

ukuwethamela, umhla ka 2012-

11-29, eGround Floor

Boardroom, Corporate

Procurement Branch, Archie

Gumede Place, eThekwini, ngo-

10:00. Amathenda alabo

abangezanga kulo mhlangano

ayokhishelwa ngaphandle uma

sekuhlungwa.

Yonke imibuzo: Ucingo: 031-

311 7757 (Michael Miller).

WS.6421 Ukuqashisela

umnyango wakwa-Water &

Sanitation i-trunked radio network

airtime nokuthengisela,

ukudiliva, ukufaka, ukuvivinya

nokubekela esimweni

sokusebenza ama-trunked

radio nendawo yokuwalungisa

izinyanga ezinga-36 (R250

imali ekhokhelwa ithenda

ngalinye engeke ibuye –

ukheshe noma isheke

eliqinisekiswe yibhange

kuphela)

Usuku lokuvala: 11 Januwari

2013

Yonke imibuzo: Ucingo: 031-

311 4960 (Frank Marsden).

WATER &

SANITATION

SERVICES

Imibhalo yamathenda (ebhalwe

ngesiNgisi) itholakala eCustomer

Services Building entsha

yoMnyango Wezamanzi

kaMasipala, kwanombolo 133 KE

Masinga Road (eduze nebhilidi

eliyikomkhulu lalo mnyango),

eThekwini

WS.6215 Ukuthengisela,

ukudiliva nokubeka esimweni

sokusebenza amakhompuyutha

aphathwayo okusebenza

ngaphandle ane-GPS

namakhamera izinyanga ezingama-36

(R250 imali ekhokhelwa

ithenda ngalinye engeke ibuye

– ukheshe noma isheke

eliqinisekiswe yibhange

kuphela)

Usuku lokuvala: 17 Januwari

2013

Yonke imibuzo: Ucingo: 031-

311 8036; Ifeksi: 031-702 3725

(Stalyn Joseph).

WS.6415 Inkontileka yonyaka

yokuthengisela, ukudiliva

nokuthulula i-HDPE pressure

pipe (R500 imali ekhokhelwa

ithenda ngalinye engeke ibuye

– ukheshe noma isheke

eliqinisekiswe yibhange

kuphela)

Usuku lokuvala: 11 Januwari

2013

Yonke imibuzo

Eyobuchwepheshe: Ucingo:

031-311 8742 (Monty

Montemanaro); Eminye:

Ucingo: 031-311 8519; ifeksi:

031-311 8561 (Nkk. Pam

Govender/ Christopher Kasie).

WS.6417 Ukuhlinzeka ngo-boilermaker/stovepipe

welders

izinyanga ezingama-24 (R1000

imali ekhokhelwa ithenda

ngalinye engeke ibuye –

ukheshe noma isheke

eliqinisekiswe yibhange

kuphela)

Usuku lokuvala: 18 Januwari

2013

Umhlangano wokuhlola indawo,

okuyimpoqo ukuwethamela, ungo-

10:00, mhla ka-2012-12-06,

kwanombolo 17 Electron Road,

Springfield Park - Fabrication

Welding Workshop. Amathenda

alabo abangezanga kulo

mhlangano ayokhishelwa

ngaphandle uma sekuhlungwa.

Yonke imibuzo: Ucingo: 031-

311 8946; Ifeksi: 031-311 8924,

december.hadebe@durban.gov.

za (December Hadebe).

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!