29.12.2012 Views

23 November - 06 December 2012 - Durban

23 November - 06 December 2012 - Durban

23 November - 06 December 2012 - Durban

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

zibalo zakamuva

zikhombisa ukuthi

sebengu-47 abantu

asebeboshiwe ngokweba

amakhebula lapha

eThekwini. Lezi zigilamkhuba

ezizenza abasebenzi

bezinkotileka zikaMasipala

zize zifake ama-ovaloli

abomvu. Uma uhlangana

nabo uzitshela ukuthi

ngabasebenzi bakaMasipala.

UManju Naidoo oyiMeneja

engamele loluhlelo nethimba

elibhekene nokwebiwa

kwamakhebula uthe, “abantu

kumele baqaphele

izigilamkhuba ezizenza

abasebenzi bezinkontileka

ezithi zisebenza

eMnyangweni kaGesi,

bazofaka amakhebuli.

Okunye okusolisayo ngabo

ukuthi izimoto zabo azinazo

izimpawu zikaMasipala

ezicabheni.”

UNaidoo uphinde wathi

lezizigelekeqe zinesibindi

sokweba amakhebula emini

kwa bha.

“Sekunezigameko eziningi

lapho amakhebula ebiwa

khona entathakusa. Laba

babonakala ngokuthi

belokhu bezula bephethe

amalada nezindlawu.

Izakhamizi kumele zishayele

uMasipala uma zisola ukuthi

kukhona okushaya amanzi

kanye nokuqinisekisa ukuthi

SIYAKWAMUKELA

engxenyeni yesibili

ngaphansi kwesihloko esithi

Qonda Kangcono

Amathenda. Ngaleli sonto

uRomita Hanuman

ukhuluma ngokuthi liyini

lona ithenda, afakwa kanjani

amanani kumathenda

nokuthi akhangiswa kanjani

amathenda.

Liyini ithenda futhi

lisebenza kanjani?

Uma kukhona okudingayo,

uya esitolo uyokuthenga.

Kepha uma sikhuluma

ngohulumeni, kusuke

kusetshenziswa izimali

zomphakathi ngakho-ke

uhulumeni akakwazi

ukukhetha ukuthi umsebenzi

kumele alinike bani.

Ngaphezu kwalokhu,

uhulumeni kufanele anike

wonke amabhizinisi

amathuba alinganayo okuba

uhulumeni athenge kuwona

futhi kufanele abeke

emqondweni ukuthi

izinsizakalo ezenzelwa

abantu zitholakala

ngamanani okuyiwona

angcono futhi kufanele zibe

seqophelweni eliphezulu.

Amathenda angena lapha-ke

njengoba eyindlela

kahulumeni yokumema

amabhizinisi ukuthi

azomthengisela ngempahla

noma amenzele imisebenzi

ethile ngaphansi

kwenkontileka.

uMasipala uyazi yini

ngomsebenzi owenziwayo

ezindaweni abahlala kuzo.”

Ithimba elibhekena

nokwebiwa kwamakhebula

lisebenza ngokubambisana

namaphoyisa. Leli thimba

libhekene nomsebenzi

wokulwa nokwebiwa

kwamakhebula. Kungakho

sekunenqwaba yabanye

asebeboshiwe. Ngabe

kwenzakalani uma zibanjwa

Iqiniso: Ubani okhipha

amathenda?

Uhulumeni kaZwelonke,

Wesifundazwe, omasipala,

amabhizinisi kahulumeni

kanye nezinkampani

ezinkulu ezizimele.

Inqubo yamathenda

• Iyasiza ekutholeni

impahla noma ukwenzelwa

imisebenzi ethile

abangaphandle

kukahulumeni

•Amanani aba ngcono

kepha impahla nemisebenzi

eyenziwayo iba sezingeni

eliphezulu ngoba

izinkampani ziyancintisana

•Kunemithetho eqinile

elawula amathenda

eyenzelwe ukugwema

ukudideka nokungathokozi

ngomsebenzi owenziwe

noma ngempahla ethengiwe.

Ukusiza amabhizinisi

amancane:

Abantu abaningi bakholwa

ukuthi uma uthole ithenda

likahulumeni, usethubeni

lokuceba ngokushesha.

Kepha lokhu akulona iqiniso

eliphelele ngoba amabhizinisi

amancane nasakhula anikwa

amathuba okuba asimame.

Ngokuhamba kwesikhathi la

mabhizinisi ayakwazi ukuba

adlondlobale futhi enze

inzuzo.

•Ukugxila kwithenda –

ungagxumeli wonke

amathenda akhangiswayo

Esikhathini samanje, wonke

izigilamkhuba? Zibe

sezinikezelwa emaphoyiseni

zitheswe amacala.”

Izindawo eziningi eThekwini

lapho kwebiwa khona

amakhebula ziyaye zibe

nenkinga yokuhanjelwa ugesi

kanti yizo lezi esezihlonzwe

ithimba lethu njengezindawo

ezehlelwa ilomshophi kanti

ezinye zazo, singabala

Isipingo, Umbumbulu,

Sydnham, Asherville, Hillcrest

umuntu ufisa ukwenza

inzuzo, athuthukise

nebhizinisi lakhe. Kepha

abantu abaningi bacabanga

ukuthi uma befaka isicelo

sethenda lomsebenzi

ongahambisani nebhizinisi

abalenzayo, kepha babize

imali encane, lokho

kungababeka ethubeni

lokunikezwa lowo msebenzi.

Lokhu akulona iqiniso

njengoba ithenda ngalinye

lenziwa ngendlela yokuba

ligxile emkhakheni othile

womsebenzi.

Khumbula:

•Isibalo sabantu abafaka

izicelo zamathenda siyakhula

njalo, iningi linesipiliyoni

futhi linamabhizinisi azimele

nasekwazi ukwesekela

amathenda abawafakayo.

•Uma uthola ithenda

lomsebenzi ongeke ukwazi

ukuzenzela wena bese

uwunika enye inkampani

ukuba iwenze, lokho

kuphambene nemigomo

yokuthuthukisa abantu

nokubanika amathuba

•Umuntu ogxumela wonke

amathenda yilowo ofaka

ithenda abize imali ephansi

ngokweqile kodwa ebe

engawazi lowo msebenzi

awufakele ithenda. Ufaka

amathenda ayo yonke into

ekhangiswayo kodwa ebe

engenalo ibhizinisi

lokufakazela ukuthi uyawazi

lo msebenzi awufakele

IZINDABA

23 Novemba – 06 Disemba 2012 Ikhasi 5

UMasipala ushaya kuzwakale

kwabantshontsha amakhebula

Ungumhlali waseThekwini usuke wabona abantu abasolisayo abashaya sengathi bangabasenzi bezinkontileka

zikagesi ezifaka amakhebula. Wenza njani? URomita Hanuman ubika ngolwazi olubalulekile lokuhlonza lezi

igilamkhuba.

Umasipala uxhwayisa izakhamuzi ukuba ziqaphele

izigilamkhuba ezizenza abasebenzi bakaMasipala ezeba

amakhebuli kagesi.

Pictures: Supplied

kanye nePinetown,” kusho

uNaidoo.

USandile Maphumulo

iNhloko yoMnyango kaGesi,

uthe uma kukhona

izakhamizi ezikusolayo

kumele zibikele amaphoyisa

zingazithatheli umthetho .

“Izakhamizi kumele zibike

ithenda.

Kufanele:

•Uqinisekise ukuthi

unebhizinisi eliqondile

Faka amathenda aqondene

nomsebenzi owenzayo

•Hlelela ukuthi usebenzise

wonke amathenda

owatholayo ukuzikhula

emkhakheni webhizinisi

yakho

•Hambela imihlangano

yokucobelelana ngolwazi,

usebenzise namathuba

okuxhumana

nosomabhizinisi

asebemnkantshubomvu

uthole nolwazi kubacosheli

bezindaba nama-websites

njalo

•Ungabambeleli ekutheni

uzothola ithenda.

Osomabhizinisi

asebemnkantshubomvu

bangafakaza ukuthi kunzima

la ngaphandle

•Awukwazi ukwakha

ibhizinisi ngokufaka

amathenda kuphela. Kona

kungasiza ukuthi kukubeke

kwelinye izinga kepha angeke

wazi ukuthi kungenzakalani.

Zama ukuthi uthole ibhizinisi

nakweminye imikhakha

engekho ngaphansi

kukahulumeni.

Qaphela lokhu

okulandelayo:

•Ingabe umthengi

uzokwenza inkokhelo

yesikhashana ezokusiza

ngemali engenayo,

uma kukhona ezikusolayo

ngokushayela uPhiko

lwakaGesi kanye

namaphoyisa. Izakhamizi

akumele zikhulume

nabasolekayo kodwa

zibabheke ukuthi benzani

kanye nemininingwane

yezimoto abahamba ngazo.

Sukwethulela ingxenye yesibili yamathenda

ngamaholo amasonto onke,

nempahla njalo?

•Ngabe uzodinga imali

yokuqala umsebenzi,

ungakwazi yini nokuthola

imali ebolekisayo?

Uma uzoboleka imali ukuze

wenze umsebenzi, yenza

ucwaningo olufanele

uqiniseke nokuthi ikhona

neyokuhlinzekela inzalo

yaleso sikweleti ukuze kuthi

uma ulithola ithenda kube

lula ukuthola imalimboleko

ngokushesha.

•Amaphuzu abakhethekile

anikezwa abafake amathenda

abanelisa izidingo ezithile

ezibekiwe ezibafaka

emkhakheni wabantu

“ababencishwe amathuba

ngesikhathi esedlule” noma

abesimame. Amaphuzu

abalwa ngokwemigomo

ebekiwe emibhalweni

yethenda.

•Uma ulethe ithenda

ekhelini elifanele

nangesikhathi nosuku

olufanele olufanele,

uyobhalelwa incwadi

ekwazisayo ukuthi

uphumelele noma cha.

•Uma ithenda lakho

liphumelele kufanele uqale

uhlelele ukwenza umsebenzi

owufakele lelo

Ukufaka amanani

kumathenda

•Nakhu okubalulekile uma

ufaka amanani kumathenda,

cabangela phezu kokuthi

Izakhamizi uma zibika

lenkohlakalo akuphoqelekile

ukuthi zize zisho amagama

azo.”

Inombolo engashayelwa ithi

00313119611 noma iCall

Centre yakwaGesi ku-

0801313111.

ingakanani impahla

edingekayo, isikhathi

umsebenzi ozosithatha,

umshuwalense, ukwehla

kwamanani ezimoto nenye

impahla oyisebenzisayo emva

kwesikhathi senkontileka,

izindleko zokwenza

umsebenzi uze uphele.

•Khumbula ukuthi imali

ekhokhelwa abasebenzi

nempahla

kuyashintshashintsha,

kwehle kubuye kwenyuke.

Imali evame ukuhlala imile

nje imali efana nogesi iholo

lomnikazi, imali

yokukhokhela imoto,

okokubhala, njl.

Uma ungaphumelelanga…

•Ungapheli amandla.

Phinda uzame. Kukhona

okusha okufundayo njalo

uma ugcwalisa amaphepha

amathenda okwenza izinto

zibe lula uma kukhona

ithenda olitholayo. Khumbula

ukuhlale uthola ulwazi

lwakamuva ngemakethe

yakho nabantu oncintisana

nabo.

•Lindela isiqephu

sesithathu, lapho sizobe

sibheka khona izihloko

ezifana nezikhungo

zokweluleka ngamathenda,

amaphutha avame

ukwenziwa abasebenza

ngamathenda kanye

namathiphu ochwepheshe

kulo mkhakha.

Romita.hanuman@durban.gov.za

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!