Kuklonyeliswe abafundi 'UMasipala awuphathwe kahle ... - Durban
Kuklonyeliswe abafundi 'UMasipala awuphathwe kahle ... - Durban
Kuklonyeliswe abafundi 'UMasipala awuphathwe kahle ... - Durban
You also want an ePaper? Increase the reach of your titles
YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.
Ikhasi 4 IZINDABA

03 – 16 Februawari 2012

Sizimisele ukulwa

nenkohlakalo eThekwini

giyanibingelela

nonke

zakhamizi

zaseThekwini.

Unyaka ka-2012

qale ngegiya eliphezulu

akhulu njengoba zonke

zakhamizi kanye nazo zonke

zinhlaka zimamukele

gezandla ezifudumele

Sibusiso Sithole oyiMenenja

eDolobha entsha.

Sinethemba lokuthi ukufika

wakhe kuzobamba elikhulu iqhaza

kuqiniseni izakhamizi idolo

ayelana nendlela okuphathwa

gayo. UMnuz Sithole unikezwe

msebenzi, phakathi kweminye,

okuthi aqhubeke nokwenza

msebenzi omuhle osuvele

bonakele edolobheni lethu, kodwa

uthi aphinde alungise lezo zinto

zibonakale zingahambi kahle.

Sizomeseka sonke kanti sinxusa

ezakhamizi ukuthi zimnikeze

thuba lokuthi akwazi ukwethula

zinhlelo ezizothatha lo Masipala

iwubeke kwelinye izinga.

izimisele ukubuyisa isiko

okuphatha ngokusezingeni

liphezulu kulo Masipala.

uyasigqugquzela ukuthi umbiko

James

Nxumalo

IMeya

yeTheku

woMcwaningi

Mabhuku

wonyaka

wezimali ka-

2010/2011

ukhombise

ukuthi

selithuthukisiwe izinga lokukhishwa

kwezimali. Siphinde sathola futhi

umbiko ongenachashaza kodwa

nezinye izinto okumele zibhekwe.

Noma kunjalo kodwa

sikhathazeke kakhulu ngokunyuka

kwezinga lokusetshenziswa

budlabha kwezimali okubonakala

kuphindeke kabili uma

kuqhathaniswa nonyaka odlule.

Kodwa ke ngifuna ukuqinisekisa

izakhamizi ukuthi lokhu sizokuqeda

kanti ngingasho ngingenqeni ukuthi

ngonyaka wezimali olandelayo

sizokwenza kahle kakhulu. Ngo-

2014 sizobe sibalwa noMasipala

abathola imibiko engenachashaza

lokumoswa kwezimali. Sonke

asisebenzele idolobha lethu bese

sisebenza ngokubambisana

ekubuyiseni ukuzethemba.

Kubungazwe ezobuciko

namasiko

IQHAWEKAZI: UGcina Mhlophe uhlonishwe njengeqhawekazi, lapha

uthathwe noNgqongqoshe we-Arts, Culture, Sport and Recreation,

uNtombikayise Sibhidla-Saphetha neand Meya uJames

Nxumalo Isithombe: ROMITA HANUMAN

ROMITA HANUMAN, PIERO

LOREDAN no ZANDILE MASIKANE

“UKUZE sazi ukuthi singobani,

kumele sazi imvelaphi yethu,” Lawa

ngamazwi ashiwo uNgqogqoshe

wezobuCiko, amaSiko nezeMdlalo,

uNtombikayise Sibhidla-Saphetha

emcimbini wokuvulwa ngokusemthethweni

kweNgqungquthela

ye-Information and Memory for

Change, ebibanjelwe e-Inkosi

Albert Luthuli International

Convention Centre nedonse

izinsuku ezintathu.

Kugcizelelwe ukubaluleka

kwendima edlalwa imitapoyolwazi

izindawo zamagugu, nezikhungo

ezithuthuthukisa amaciko ekuthuthukiseni

imiphakathi ngolwazi.

Imigubho yeminyaka eyikhulu ye-

ANC ibe yisibonelo nesikhumbuzo

sokubaluleka kokugcinwa kwemuva

lethu ukuze isizwe sanamuhla

sazi umlando wakuleli.

IMeya yeTheku uKhansela James

Nxumalo uthe, imuva lethu

liyithuluzi elihle lokusigqugquzela

ukuthi sithole izindlela ezintsha

zokuthuthukisa idolobha lethu.

“UMasipala usungula izinhlelo

ezahlukene ukuqinisekisa ukuthi

imuva lethu alideleleki, njengoba

sakha amathuba omsebemzi

emiphakathini, njenge-Cato Manor

Cultural Museum ne Heritage

Centre eyenzelwa ukugcina

amasiko aseCato Manor, ingxenye

enkulu yamasiko aKwaZulu Natal,”

kusho uNxumalo.

USteve Sack oyishoshovu

samasiko esizinze eGoli uthe

kumele wonke umuntu

awanakekele futhi awagcine

amasiko. Kuphinde kwamenyezelwa

amagama alabo abadle

umhlanganiso emncintiswaneni

obanjwa minyaka yonke wokubhala.

Umbhali oqavile nomfundi

wezincwadi owaziwa umhlaba

wonke ngekhono lakhe lokuxoxa

izindaba, uGcina Mhlophe

uklonyeliswe ngomsebenzi wakhe

nangeqhaza alidlalayo emkhakheni

wezobuciko namasiko.

Lo mbhali uchazwe njengengqalabutho

wabe esejabulisa abakade

bethamele lo mcimbi ngokufunda

eminye yemibhalo yakhe edumile.

“Kufanele sifunde ukusebenzisana

ngaleyondlela siyophumelela

sonke, ngizimisele ukusiza abanye

ngenginakho ngiphinde ngibajabulele

abanye ngabanakho. Akumele

neze siyekelele amasiko ethu

ashabalale ngenxa yomona.

Unyaka omusha manje kumele

sithathe yonke imibhalo nemisebenzi

yethu ezakhamuzini zakuleli

ukuze bawazi umlando,” kusho

uMhlophe.

hanumanr@durban.gov.za

masikanezandile@durban.gov.za

SIYAKWAMUKELA

WOZ’ EDURBAN: Ichweba laseThekwini belihanjelwe umkhumbi i-Queen Mary 2. Izinkumbi

zababukeli zizifikele e-Durban Harbour nasezindaweni eziphakeme ukuzobona loluhuntshu oludume

umhlaba wonke. Lomkhumbi uhlale usuku e-Durban Harbour wabe usudlulela phambili

Isithombe: ROMITA HANUMAN

IZINCWADI

Ngikhubazekile angiqashiwe

Sawubona S’celo Khuzwayo,

ngifunde udaba lwakho: “Kusetshenziswana

nabakhubazekile”

(Ezasegagasini Metro, 20 Januwari-

02 Febhuwari 2012, p5). Lolu daba

langihlaba umxhwele . Ngingomunye

wabakhubazekile abahlala

eThekwini. Ingabe ikhona yini indlela

engingaxhumana ngayo no-Cllr

uMqiniseni Zwane noma ngubani

ongangisiza. Nginezigqu zobummeli

kodwa angiwutholi umsebenzi.

Ngiyazi ukuthi uMkhandlu awunabo

abantu abaningi abakhubazekile

abasebenza ngaphansi kwawo.

Igama lami ngingu-Siyabonga

Nyathikazi waseMlazi. Ngingumfundi

waleli phephandaba. Ngiyaluthanda

lonke ulwazi eliqukethwe ngedolobha

lami. Ngiyadumala ukubona ukuthi

akukho okuthinta intsha. Ngingakujabulela

ukuthi nami ngiqhamuke

nezihloko ezithinta intsha.

Okwamanje ngimatasa nohlelo elisiza

abafundi besikole ngolwazi ngokuthi

kwenziwani endaweni noma emahhovisi

okusebenzela. Ngicela ithuba

lokuchaza kabanzi ngalolu hlelo.

Ozithobayo

Siyabonga Nyathikazi

Siyabonga ngencwadi yakho.

Sinethimba ekwiyilona elibhekene

nokuhlolisisa zonke izindaba

ezilethwa yizintatheli zoMkhandlu.

Lezi ndaba zilandela imigomo

nemibandela ngaphambi kokuthi

zishicilelwe. Siphinde sibheke

nekhalende laHulumeni kazwelonke

izinhlelo zentsha ziyingxenye

yalokhu. Ungavakashela ehhovisi

lami sixoxisane ngohlelo lakho.

Themba Nyathikazi

Manager: Publications &

Graphics Dept

Ngiyabonga ngodaba lwakho

elalunolwazi olunzulu.

Ozithobayo

Ash

Siyabonga nge-email ngothando

lokuba yingxenye yoMkhandlu.

Umbono wami uthi bheka zonke

izikhangiso uhlole ukuthi yimiphi

imisebenzi ongafaka kuyona

isicelo futhi esihambisana nezigqu

zakho. Esicelweni sakho noma

kwi-CV bhala ukuthi ungumuntu

okhubazekile lokhu kuzosiza loyo

osuke ekhetha abantu abazobizwa

kwinhlolokhono.

Ngicabanga ukuthi kufanele

ukuthi ngikugcizilele ukuthi

kunohlelo ouilandelwayo uma

kuqokwa umuntu kungaba

ukhubazekile noma

akakhubazekile. Umehluko uba

sekugcineni lapho uzothola ukuthi

ungaba nethuba eligcono

njengoba ukhubazekile.

Ozithobayo

Cyril Mkhwanazi

Deputy Head HR eThekwini

Municipality

Izindaba zabasha Sekuyisikhathi sokugoma izingane

UMASIPALA waseThekwini

unxusa bonke abazali ukuthi

baphume ngobuningi babo

bayogoma izingane ukuze

zivikeleke ezifweni.

Inhloso yalo mkhankaso

ukuqinisekisa ukuthi izingane

azishoni njengoba ucwaningo

luveza ukuthi iNingizimu Afrika

inenkulu ingcindezi njengoba

izingane ezineminyaka engu-5

kuyaphansi zishona

ubuthaphuthaphu.

Lokhu kugonywa

kwezingane

kuzosiza kakhulu

ekutheni izingane

zivikeleke ezifweni

eziningi

ezithelelanayo

njengokuphathwa

amadlebe nesifo

sofuba nezinye

izifo.

Lo mjovo wokugoma izingane

uzotholakala kuyona yonke

imitholampilo eyakhele

ezindaweni zikaMasipala kanti lo

mkhankaso oqale izolo mhlaka

01 Febuwari 2012 futhi oyoze

uphele mhlaka-31 Meyi 2012

uzohambela nezinkulisa.

“Sinxusa bonke abazali nalabo

abagada izingane ukuthi balethe

izingane zabo. Kusukela

enganeni enezinyanga ezingu-18

kuya kwengu-3 izothola

ukugonywa mahhala. Izingane

ezigulayo nezivele seziphuza

amaphilisi zizonikezwa imijovo

emibili ukuze zingaphinde zibe

senkingeni yokungenwa izifo

kalula,” kuchaza uMarlene

Thambiran, oyiMenenja

eMnyangweni wezeMpilo.

Ukuthola

eminye

imininingwane

ungaxhumana

no-Marlene

Thambiran

oyiMenenja

yezeMpilo ku-031

311 3610 noma

071 850 3059

noma uthumele i- email ku-

ThambiranPM@durban.gov.za .

Ungaphinde futhi uxhumane

no-Busi Grootboom oyiPhini

leNhloko yezeMpilo

eNtshonalanga ku 031 311 6614

noma ku-079 506 4092 noma

uthumele i-email ku-

GrootboomB@durban.gov.za

Thumela izincwadi zakho ku: The Editor, Letters, PO Box 5588, Durban, 4000; noma e-mail: nyathikazit@durban.gov.za .

Sinelungelo lokuhlela kabusha nokufinyeza izincwadi zakho.