29.12.2012 Views

Redesign 01 (Page 1) - Durban

Redesign 01 (Page 1) - Durban

Redesign 01 (Page 1) - Durban

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

08 Juni – 21 Juni 2012 IZINDABA

Ikhasi 5

Sithuthukisa intsha yethu

Njengoba uJuni kuyinyanga yentsha uMasipala waseThekwini uzobamba iqhaza emigubhweni eminingi ezobe

iphekezelwa izinhlelo okuhloswe ngayo ukuthuthukisa izimpilo zabantu abasha kuleli dolobha.

KULE nyanga iNingizimu

Africa ikhumbula

ukuzinikela kwamaqhawe

alwa nemithetho

yezemfundo eyayibandlulula

ngo-1976. Njengoba iMeya

yaseThekwini uJames

Nxumalo ehlale njalo

eshumayela ivangeli

lokuthuthukiswa kwentsha,

kuyazicacela ke ukuthi kule

nyanga yentsha abantu

abasha yibo abazobekwa

eqhulwini ezintweni

ezibalulekile. URomita

Hanuman ubheka kabanzi

ukubaluleka kokuthuthukiswa

kwentsha kanye

nezinhlelo ezihambisana

nalokhu esezethuliwe kanye

nalezo ezisazokwethulwa.

Uhlelo oluyisibonelo esihle

sezinhlelo zokuthuthukiswa

kwentsha yilolo olwethulwe

ezinkundleni zemidlalo iJL

Dube muva nje lapho khona

umnyango wakwa-Skills

Yolanda Putini

UYolanda Putini, ofundela

izifundo zobuntatheli eMlazi

uthe lolu suku lubaluleke

kakhulu ngoba ilapho kusuke

kubungazwa khona izimpilo

zentsha eyashona ngo-1976

ilwela amalungelo entsha.

Ngizohambela cishe yonke

imicimbi ezobe inesiqubulo

sika-Juni 16, kodwa

ngicabanga ukuthi

kusekungingi okusamele

kwenziwe ngalolusuku.

Sebenzisa ugesi welanga

SOHANA SINGH

UMASIPALA weTheku

unxusa zonke izakhamizi

ukuthi zisebenzise ugesi

welanga zonge! Njengoba

ubusika sebusondele, wonke

umuntu uzobe ekhipha

amahitha ukuze afudumale.

Lokhu ngeke nje kwafaka

ingcindezi emandleni kagesi

kodwa kusho ukuthi

kofanele kukhokhwe imali

ethe xaxa esikweletini

Development ube

nezithangami sokusiza labo

abadinga ulwazi

ngemikhakha ebandakanya

izibalo, isayensi kanye

nobuxhakaxhaka besimanje.

Inhloso yalokhu

bekungukugqugquzela

ukuthi abantu abasha

bangene kule mikhakha

nokuthi kukhonjiswe

njezinye zezinto ezenziwa

ngabantu abasha kule

ndawo. Bahlonyuliswe

ngokuthi banikezwe

amakhompyutha, amacalculator

kanye nezinye

izinsiza. UNxumalo naye

ubekhona kulo mcimbi

uthe, “kubaluleke kakhulu

ukuthi sithuthukise intsha

ngoba yiyo engabaholi

bakusasa. Yibo abazothatha

izintambo kusasa.” UTheo

Scott oyiSenior Manager

kwaCommunity

Participation and Action

Julian Jarmin

UJulian Jarmin uthe, “Lolu

usuku lokukhumbula intsha

kanti okukhulu kakhulu

ukuthi sibumbane ukuze siye

phambili sinqobe okuningi

njengentsha. Kumele

singacwasani ngokwebala,

amasiko nangendlela esiphila

ngayo. Ngokwami ukubona

ngibona sengathi uMasipala

nohulumeni benza okuningi

ukunikeza losuku inhlonipho

oluyidingayo

sikagesi ngoba uyobe

usebenza kakhulu. Lokhu

kuthola kalula

ngomkhankaso kaMasipala

we Shisa Solar. Odinga

ukukwenza ukuthi

uvakashele i website bese

ubhalisa. Uyobe usuthintwa

ngabasizi ababhalisiwe

ngenani okutholakala ngalo

lokhu. Uyazikhethela ukuthi

yikuphi okufanele wena .

UMasipala usebenzisana no

Eskom ukuze izakhamizi

Support Unit, ube esecacisa

kabanzi ngezinhlelo

ezihlelelwe inyanga yentsha.

“Sinesabelo semali esingangesigidi

sokuthi sibhekane

nezinhlelo zentsha kanti ke

futhi sinemicimbi eminingi

ebhekene nqo nokuthuthukiswa

kwentsha. Umcimbi

omkhulu kakhulu yilowo

ozokwenzeka ngomhlaka 16

okunguMgubho Festival

Talent Search okuhloswe

ngawo ukugqugquzela

abantu abasha ukuthi

babambe iqhaza kwezemidlalo

abangajwayele

ukusondela kuzo ezifana

nokutshuza ngezikebhe

kanye nokushova amabhayisikili.”

USipho Cele iPhini

leMenenja yeDolobha uthe

intsha kumele iqhubeke

ithuthuke, isebenze kangcono

futhi ibekezele ukuze

iqhaza elaliphokophelwe

ngo1976 lifezwe.

Tasmika Parmanand

UTasmika Parmanand ohlala

eMalvern uthe uzozikhipha

nomndeni wakhe

ukuyobungaza lolu suku

kanti bazolubungaza

ngokuthi bahambele

imicimbi ezobe ihlelelwe lolu

suku. “Miningi imicimbi

ehlelwayo ngalolu suku yize

ngibona sengathi kuningi

uhulumeni osangakwenza

ukunikeza lolu suku isithunzi

esilufanele.

ezifaka ugesi welanga

zikwazi ukuthola izaphulelo

ezikhona njengamanje.

U Derek Morgan, oyi

Senior Manager e Energy

Office, naye osefake igiza

esebenza ngelanga emzini

wakhe uthe kulezinyanga

ezingu 20 selokhu ayifaka

usonge cishe u R320

ngenyanga uma uqhathanisa

nenani likagesi

elisetshenziswayo

njengamanje . Uthe

“Okwamanje sisabone

okuhle kodwa ngohlelo

lwama Shisa Solar. Njengoba

amanani kagesi enyuka

sonke isikhathi, kwenza

umqondo omuhle

ukusebenzisa ugesi welanga

”. Uma ufuna ukubhalisa

kufanele ufake

imininingwane yakho

nekheli kwi website ye Shisa

Solar (www.shisasolar.org.za)

bese uthola ukusizwa yilabo

esibahlonzile ukuthi

bakuchazele ngogesi

welanga abawufakayo.”

singhsohana@durban.gov.za

ISIZINDA SIKAGESI: Iningi

lezakhamuzi zase

Waterloo zikhetha

ukusebensisa ugesi

welanga

Isithombe: THEMBA

KHUMALO

Izinhlelo zoMkhandlu

zika June 16

Usuku Igama lohlelo Indawo Othintwayo

09 June 2012 Moral Regeneration K Section Umlazi 078 759 7970

Thandeka Dludla

07 June 2012 Umlazi Climate Change Umlazi Mega City-Jeena 079 195 0536

Follow up Race –EFG-Mahon church- Wendy Dubazane

B & C ROUTE,

D clinic- Kwa-

Mnyandu- MUT.

17 June 2012 Memorial Lecture Umgababa- Umgubho 071 853 1292

(“Celebrating 36 years (ward 98) Vasco

of youth selflessness

under the tears that

brought us today

09 June 2012 Indibano Talent Show Lamontville- SJ Smith 031 400 4672

stadium D. Vezi

16 June 2012 Umgubho Festival North Central Region 083 685 4621

Talent Search (Canoeing, Sbusiso Mlambo

Marathon, Cycling)

18 June 2012 Youth Workshop on KwaMakhutha (Lower 073 656 7518

Culture South) Molly Dlamini

19 June 2012 Youth in diversity Lamontville 071 853 1292

Vasco

23 June 2012 Youth in Business Chatsworth Sbu Madlala

072 301 0162

20 June 2012 Youth Symposium on North Central Durban 031-3116169

career guidance Samke Khumalo

Targeting young people

that are currently

in Matric

30 June 2012 Youth Come Alive Durban Central 079 142 7996

in Prayer Yanga Ndzaba

UMasipala weTheku ufisela yonke intsha ehlala eThekwini

namaphethelo ukuthi ilugubhe kahle usuku lwayo oluhle!

U-TAFTA usekwe uhlelo lwe

Imagine Durban

SIKHUTHAZA UHLAZA: Amalungu ase TAFTA axoxe

nentatheli yethu mayelana nokukhuthaza uhlaza.

Isithombe: THEMBA KHUMALO

THEMBA KHUMALO no

SANELE NTANZI

U IMAGINE Durban

ngokubambisana ne Tafta

Austerville sebeguqule

indawo engemuva

kwalesisakhiwo yaba

yisivande semifino nendawo

la kuhlanganela khona

izaguga . U Genevieve

Hartley wakwa Imagine

Durban uthe lesisivande

semifino sakwa Tafta

esaqalwa ngu Imagine

Durban ngo 2009 siqhuba

kahle. “Inhloso yalesisivande

ngukuqgugquzela ezinye

izindayo ezihlala izaguga

ukuthi nazo ziqale izivande

zemifino, kuphinde

kugqugquzelwe nomphakathi

wakulendawo

nezingane zesikole

ezingaphesheya komgwaqo.”

Uthe “Emuva

kokuvakashela lendawo

ngibonile ukuthi

basebenzisana kakhulu

nezingane zesikole nokuthi

amalunga omphakathi nawo

abonakala eyithakasela

lengadi. Lokhu kusho ukuthi

sikwazile ukufeza inhloso

yethu.” Oyivolontiya kwa

Imagine Durban u, Natalie

Rowles, okunguye owasiza

ekutheni kuqalwe lengadi

uthe; “ Lengadi izisiza

kakhulu izaguga ngokuthu

zikwazi ukuzivocavoca,

iphinde izinike imifino

enomsoco.” U Sandra

Govender oyi-Senior

Manager of Social Works

Services kwa Tafta uthe

“Lemifino ayisizi nje kuphela

abantu bakwa Tafta kodwa

namalunga omphakathi

ahlwempu e Wentworth.” U

Govender uthe “Sihlanganisa

umquba weminyundu ukuze

izitshalo zethu zikhule

ngokushesha kanti lena

yindlela enhle yokukhulisa

izitshalo ngokwemvelo.”

Evumelana nokushiwo ngu

Govender, u Hartley uthe

ukusetshe-nziswa kwezinto

kabusha nokuphila ngendlela

engayihlukumezi imvelo

yizinto ezithinta umhlaba

wonke “Sifuna ukubamb

khumalotk@durban.gov.za

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!