29.12.2012 Views

Redesign 01 (Page 1) - Durban

Redesign 01 (Page 1) - Durban

Redesign 01 (Page 1) - Durban

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

07 Juni – 21 Juni 2012 IZINDABA

Ikhasi 7

Sifuna ukwakha

idolobha elididiyele

SIYIDOLOBHA

sizimisele kakhulu

ngokuthi sakhe

imiphakathi

ebumbene

nesebenzisanayo

ngokulekelelwa

uMnyango wethu

wezamaPaki,

ezokuNgcebeleka namaSiko

kuMasipala waseThekwini.

Isithangami sokucobelelana

ngolwazi esisandakuba naso

besihlose ukudala isimo

esizovumela ukuthi kube khona

ukuzwana nokuthuthukiswa

komnotho ngokusetshenziswa

kobuciko, amasiko, ezemidlalo

nokugcebeleka.

Kuyiqiniso elingephikiswe ukuthi

isikhathi sobandlululo esiphele

kuleli ngo-1994 ngemuva kokuthi

kube khona ukhetho lokuqala

olukhululekile, besikade

sihambisana nemithetho eminingi

ebandlululayo necindezela abantu

ngokwebala nangokobulili.

Isifundazwe sethu naso

sakhahlamezeka kakhulu ngenxa

yale mithetho yobandlululo.

Sikhakhetha ukuthi sivele

singakunaki konke lokhu sizitshele

ukuthi lesi simo esibi

esasihambisana nobandlululo

asikaze senzeke kuleli- noma

singabhekana ngqo nalezi zinkinga,

sixoxe ngazo, sifinyelele

ezivumelwaneni bese silungisa

AIDS HELP LINE 0800 012 322

AMBULANCE (PUBLIC) 10177

AMBULANCE (PRIVATE) 082 911

AIR POLLUTION 031 311 3122

Operating Hours

8:00 – 16:00 Mon – Fri

After Hours contact

Emergency Services 031 361 0000

BEACHES AND RECREATION

FACILITIES 031 335 3700

Operating Hours 7:30 – 18:00

DEVELOPMENT PLANNING 031 311 7883

Operating Hours

7:00 – 16: 30 Mon – Fri

Sub Division

Rezoning

Special Consent

DEVELOPMENT

MANAGEMENT 031 311 7881

Building Inspectorate

Plans Submissions

Enforcement

ADVERTISING AND

SIGNAGE 031 311 7055

ENVIRONMENT 031 311 7875

ENGINEERING SERVICES

CENTRE 080 131 3013

Operating Hours 24 Hours,

7 Days a week:

Road repairs

Stormwater Blockages/Repairs

Replacement of manhole covers

Repairs of guardrails and

roadside fencing

Sidewalk and Kerb repairs

Sewer Repairs/ Blockages

Road Marking and Street Signs

Water Reconnections / Accounts

Faulty Traffic Signal

Flooding Coastal Infrastructure

Water faults

Water Pollution

Water Account Queries

SMS No 083 707 3013

Fax No : 031 311 8220

Email : eservices@dmws.durban.gov.za

Mxit : 083 707 3013

ETHEKWINI REVENUE CALL CENTRE

031 328 1200

Operating Hours 7:30 – 16:30 Mon –Fri

and 7:30 – 11:30 on Sat

Rates

Electricity

Water Accounts

James

Nxumalo

IMeya

yeTheku

izinto kabusha.

Kungalesi sizathu

uMasipala wethu

uthathe isinqumo

sokubhekana

nomhlando wethu

wabe usuhlela lesi

sithangami

sokucobelelana

ngolwazi.

Sifuna ukuhola uMasipala

ozinakayo izindaba zobuciko,

amasiko, ezemidlalo

nokugcebeleka ngoba izona

ezingumgogodla wokubumbana

kwabantu nokuthuthukiswa

komnotho. Kwabanye abakhetha

ukuzenza abantu abanesifo

sokukhohlwa, lokhu kungazwakala

njengephupho okungelula ukuthi

lifezeke, kodwa kithina esesibe

kuleli sabona ngisho

nomqhudelwano omkhulukazi

weNdebe yoMhlaba ye-Rugby ngo-

1995 isingathwa ngenkulu

impumelelo kuleli, singasho

singenqeni ukuthi ngempela

ubuciko, amasiko, ezemidlalo

nokungcebeleka sigalivala leli gebe

elibi elavulwa ngamabomu ukuze

kuhlukaniswe abantu bakithi.

Ukulungisa isimo sakudala

nokubhekana nesamanje,

singuMasipala sizimisele ukuzuza

lokhu okulandelayo; singuMasipala

sikhetha ukwakha idolobha lapho

khona wonke umuntu ezohlonipha

omunye.

Izinamba Ezimqoka

EMERGENCY SERVICES: 031 361 0000

Operating 24 Hours, 7 Days a week:

• Fire

• Disaster Management

• Metro Police

ELECTRICITY CALL CENTRE 080 13 13 111

Operating Hours 24 Hours,

7 Days a week:

Electricity Faults and Breakdowns

Fax 031 328 1050

Street Lights

Illegal Connections

Cable Theft 031 311 9611

HEALTH 031 311 3555

Operating Hours 7:00 – 16:30 Mon to Fri

After Hours contact Emergency Services

Air Pollution

Environmental Noise

Illegal Dumping

Food Safety

Communicable Diseases

Hazardous Chemical Substances

Vector Control (Mosquitoes,Flies,rats,etc)

ILLEGAL DUMPING 031 303 1665

Operating Hours 7:30 – 16:00

Mon to Fri 031 311 8804

REFUSE REMOVAL 031 311 8804

Operating Hours 7:30 – 16:00 Mon to Fri

Removal of dead animals

PARKS, LEISURE AND

CEMETERIES 031 322 4000

Operating Hours 7:30 – 16:00 Mon to Fri

Verge and grass maintenance

Fallen and Trimming of

trees after Hours 031 361 0000

OMBUDSPERSON AND HEAD:080 020 2020

INVESTIGATIONS

Operating Hours 8:00 – 16:00 Mon to Fri

Reporting Incidents within Municipality of:

Fraud and Corruption

Maladministration

Ombudsperson@durban.gov.za

Fax 031 311 4002

REGIONAL CENTRES

(SIZAKALA) 080 033 1011

Operating Hours 7:30 – 16:00

Mon to Fri 080 033 1011

One Stop Shops access/ payments

for council services 031 311 6101

SWITCHBOARD 031 311 1111

Operating Hours 7:30 –17:00, Mon - Fri

Sibungaza i-Africa Day

NGINGUM-AFRIKA: UKhansela Sam Kikine no Chris Hlabisa waseMnyangweni weZokuthutha

kuzwelonke bahlanganyele nezwekazi lase-Afrika emigubhweni yokubunga usuku lwe AfricaDay, la

bekuqhakanjiswa khona ubunye, nokuthuthukiswa kwengqalasizinda ezwenikazi lase Afrika.

Izikhulumi kulomcimbi zikubeke kwacaca ukuthi ukuthuthukiswa kwengqalasizinda yiko

okungukhiye wemphumelelo ekuthuthukisweni kwezwekazi lase Afrika. Ekhuluma osukwini

lokugcina lokuvalwa kwe Ngqungquthela ye African Renaissance u Kikine uthe “Uma ngabe

sinesifiso sokugubha kahle I Afrika Day, sizigqaje ngokuba ngama Afrika kumele lemihlangano

ibanjwe ngolunye lwezilwimi zase Afrika, njengoba kungumhlanga wokuqinisekisa ukuthi amazwe

ase Afrika ayimbumba futhi ayathuthuka.” Uthe ulwimi olufana ne-Swahili kungaba ngolunye

lwezilwimi oluganasetshenziswa “ Sonke sidinga ukufunsa uwlimi lwesi Swahili ngoba ngicabanga

ukuthi ngulwimi lwase Afrika olukhulunywa kahulu. Isithombe THEMBA KHUMALO

UMNYANGO wezamaThuna

usuqhamuke nesisombululo

enkingeni yokushoda kwegesi

esetshenziswa ukulothisa

ezindaweni zikaMasipala

zokulothisa.Ukusweleka kwegesi

kwadalwa ukulungiswa kwendawo

yokukhiqiza uwoyela nokuyiyo

futhi ekhiqiza igesi esetshenziswa

ukulothisa. Sibe nezingxoxo

nabasihlinzeka futhi esithenga

kubo igesi ngenhloso

INCWADI

Inkinga yegesi

emathuneni okulothisa

yokufinyelela esixazululweni sale

nkinga. Sifinyelele

esivumelwaneni sokuthi uma

sifaka i-oda lizolethwa ngemuva

kwamahora angu-48 futhi

sesizofaka i-oda njalo ngesonto.

Isigubhu sethu segesi sinamalitha

angu 4 450 futhi sivumelene

ukuthi manje sebezoyigcwalisa ibe

ngamaphesenti angu-80

nokuzosinikeza amalitha angu-

3500. Lokhu kuzosisiza

ekuhlangabezaneni nezinga

elenyukile lokulothisa. Silothisa

abantu abaveli kwabangu-700

ngenyanga. Umphakathi

usuthanda ukujwayela uhlelo

lokulothisa, senza konke

okusemandleni ethu ukuthi

sikwenze ngendlela enesizotha

nehloniphekile.

Garth Kloppenborg

IMenenja eMnyangweni

wezama Thuna

Send your letters to: The Editor, Letters, PO Box 5588, Durban, 4000; or e-mail: nyathikazit@durban.gov.za .

We reserve the right to edit and shorten letters.

ISICELO SOKUGUNYAZWA

NGOKWEMITHETHO YEZEMVELO

Lesi yisaziso sokuthi ngokwemithethonqubo yezemvelo

ka-2010 (ngaphansi kwesigaba 6 somthetho i-National

Environmental Management Act, 107, ka-1998

nezichibiyelo zayo) kuzokwenziwa isicelo eMnyangweni

wezoLimo, Nokuthuthukiswa Kwezindawo

Zasemakhaya weSifundazwe saKwaZulu Natali

sokugunyazwa ngokwemithetho yezemvelo kwencike

ekuhlaziyweni kwemithelela emvelweni. Ukuphawula

nemibono mayelana nale sicelo kufanele kulethwe

zingakapheli izinsuku eziyi-14 lesi saziso siphumile,

kuqondiswe kulo igama lakhe eligagulwe lapha

ngezansi. UMasipala weTheku, okunguye ozofaka

isicelo, uhlongoza ukwakha indawo yezimboni ezincane

INOMBOLO YENKONTILEKA

7I-8936:

Ukuphathwa komsebenzi nezinhlelo

zesikhungo semboni yefenisha

Umnyango Wezokuthuthukiswa

Komnotho kaMasipala weTheku

umema iziphakamiso

zokuwuphathela umsebenzi

nezinhlelo esikhungweni sabakhi

ISAZISO

ISIMEMO SEZIPHAKAMISO

befenisha esisendaweni ye-INK.

Imibhalo enemininingwane ephelele

ngalo msebenzi namafomu

agcwaliswayo kutholakala

emahhovisi omnyango wakwa-

Economic Development, e11th

Floor, 41 Margaret Mncadi Avenue

(Victoria Embankment) phakathi

kuka-8:00 no-16:00, phakathi

nezinsuku noma ngokucela

kanye namafekthri endaweni echazwe njengo-Rem of

Erf 1134 kanye no-Portion 1 of Erf 1134. Le ndawo

okuzokwakhiwa kuyo ingaphansi kwamahekthare

ayisihlanu ubukhulu. Le ntuthuko ehlongozwayo

kwenziwa ucwaningo lwemithelela engaba nayo

emvelweni njengokuyalela kwemithethonqubo

yezemvelo ka-2010. Mayelana neminye imininingwane,

kumenywa abanentshisekelo noma abathintekayo

ukuba babhalise zingakapheli izinsuku eziyi-14 lesi

saziso (1/06/2012) siphumile. Abafisa ukubhalisa

kufanele baxhumane noLeena Ackbar, ucingo: 079 494

5412; email: leenaa@ecaconsulting.co.za; web:

www.ecaconsulting.co.za Umhlangano nomphakathi

ungahlelwa uma kube nesicelo sawo kanti

imininingwane yalokhu iyoqinisekiswa nabathintekayo

nabanentshisekelo ababhalisile kuphela.

ukuthunyelelwa le mibhalo ngeemai

kubaphathi bale phrojekthi

abalandelayo: Anu Pather:

pathera@durban.gov.za noma

uMnu. Len Baars:

baarsl@durban.gov.za

Imibuzo ngocingo: 031-311 4227.

Usuku lokugcina lokulethwa

kweziphakamiso: 15 Juni 2012, ngo-

16:00.

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!