26.02.2013 Views

яюS o n y E r i c s s o n M o b i l e C o m m u n i c a t i o n s A B

яюS o n y E r i c s s o n M o b i l e C o m m u n i c a t i o n s A B

яюS o n y E r i c s s o n M o b i l e C o m m u n i c a t i o n s A B

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

Ukudlulisela phambili izingcingo

Ungadlulisela phambili izingcingo,

isibonelo, ziye kwisevisi yokuphendula.

Uma Kholi alawuliwe isetshenziswa,

okunye okukhethwa kukho kokushaya

izingcingo akutholakali. Bheka Ukudayela

okukalelwe ekhasini 41.

Ukudlulisela phambili izingcingo

1 Kokubekwe eceleni khetha Imenyu >

Izinhlelo > eye Izingcingo ithebhu >

Phambula.

2 Khetha uhlobo locingo nokukhethwa

kukho kokudlulisela phambili.

3 Khetha Vuselela.

4 Khetha ozodlulisela kuyo izingcingo

bese ukhetha Kulungile.

Ngaphezu kocingo olulodwa

Ungasingatha ngaphezu kocingo

olulodwa ngesikhathi. Isibonelo,

ungalindisa ucingo oluqhubekayo,

khathi ushaya noma uphendula ucingo

lwesibili. Ungashintshanisa futhi

phakathi kwezingcingo ezimbili.

Awukwazi ukuphendula ucingo

lwesithathu ngaphandle kokuqeda

olunye lwezingcingo ezimbili zokuqala.

Ucingo lulindile

Uzizwa ibhiphu uma wamukela ucingo

lwesibili khathi ukulindisa ucingo

kucushiwe.

Ukucupha ukulindisa ucingo

• Kokubekwe eceleni khetha Imenyu >

Izinhlelo > eye Izingcingo ithebhu >

Singatha izin. > Azophendulwa >

Vuselela.

Ukushaya ucingo lwesibili

1 Ngesikhathi socingo, cindezela .

Lokhu kumisa ucingo olusaqhubeka.

2 Khetha Izinketh > Engeza ucingo.

3 Faka inamba oyishayelayo bese

ucindezela .

Ukushaya ucingo lwesibili

• Ngesikhathi socingo, cindezela .

Lokhu kumisa ucingo olusaqhubeka.

Ukudikila ucingo lwesibili

• Ngesikhathi socingo, cindezela

bese uqhubeka nocingo

oluqhubekayo.

Ukuqeda ucingo oluqhubekayo bese

uphendula olwesibili

• Ngesikhathi socingo, khetha Faka

ucingo oluse.

Kushaywa ucingo 39

Lokhu yisihumusho se-Inthanethi salolu shicilelo. © Phrintela kuphela ukusebenzisa kwangasese.

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!