26.02.2013 Views

яюS o n y E r i c s s o n M o b i l e C o m m u n i c a t i o n s A B

яюS o n y E r i c s s o n M o b i l e C o m m u n i c a t i o n s A B

яюS o n y E r i c s s o n M o b i l e C o m m u n i c a t i o n s A B

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

inethiwekhi ekhethiwe, izinga langempela leSAR

lingaba ngaphansi kakhulu kwaleli nani. Abukho

ubufakazi bomehluko ekuphepheni okusekeleke

kumehluko wenani leSAR.

Imikhiqizo enokukhipha amagagasi omoya edayisa

e-US kufanele iqinisekiswe ngabe Federal

Communications Commission (FCC). Uma

kudingeka, kwenziwa ukuhlola uma ifoni ibekwe

endlebeni nalapho igqoke emzimbeni. Uma

isetshenziswa ilenga emzimbeni, ifoni ihlolwe khathi

isebangeni okungenani elingu of 15 mm ukusuka

emzimbeni zingekho izingxenye zensimbi eduze

kwefoni noma uma isetshenziswa nesisekeli

esifanele sakwaSony Ericssonfuthi isemzimbeni.

Ngolunye ulwazi mayelana neSAR nokusondelana

nefrikhensi yamagagasi omoya, yiya ku:

www.sonyericsson.com/health.

I-Flight mode

Umsebenzi we-Bluetooth ne-WLAN, uma ukhona

kudivaysi, ungaqaliswa ku-Flight mode kodwa hleze

unqatshelwe endizeni noma kwezinye izindawo

lapho kungavunyelwe ukwemukelwa kwamagagasi

omsakazo. Ezimweni ezinjalo, sicela uthole

ukugunyazwa okufanele ngaphambi kokuqalisa

umsebenzi we-Bluetooth noma we-WLAN ngisho

naku-Flight mode.

I-Malware

I-Malware (isifinyezo sika-malicious software)

yisofthiwe engalimaza ifoni yakho noma amanye

amakhompyutha. I-Malware noma izinhlelo

ezilimazayo kungahlanganisa ama-virus

(amagciwane e-elekthronikhi), ama-worms, ispyware,

nezinye izinhlelo ezingafuneki. Phezu

kokuba idivaysi yakho izisebenzisa izinyathelo

zokuvikeleka zokulwa nale mizamo, u-

Sony Ericsson akaqinisekisi noma akathembisi

ukuthi idivaysi yakho ngeke ingenwe yi-malware.

Nokho unganciphisa ingozi yokuhlaselwa yimalware

ngokuqaphela uma ulanda okuqukethwe

noma wamukela izinhlelo, ukwenqaba ukuvula

noma ukuphendula imibiko ephuma kwimithombo

engaziwa, ukusebenzisa amasevisi athembekile

ukungena ku-Inthanethi, nokulanda kuphela ufake

efonini yakho okuqukethwe okuvela kwimithombo

eyaziwayo nethenjwayo.

Izesekeli

Sebenzisa kuphela izesekeli eziyizonazona

nophathina besevisi abaqinisekisiwe kwakwa

Sony Ericsson. U-Sony Ericsson akazihloli izesekeli

zamaqembu esithathu. Izesekeli zingaba nomthelela

ekusondelaneni ne-RF, ukusebenza komsakazo,

umsindo, ukuphepha kukagesi neminye imikhakha.

Izesekeli zamaqembu esithathu zingaba yingozi

empilweni nasekuphepheni kwakho noma

zinganciphisa ukusebenza kwefoni.

Izixazululo Ezitholakalayo/Izidingo

Ezikhethekile

E-US, amafoni ahambisanayo akwa-Sony Ericsson

anganika ukuhambisana namatheminali eTTY (uma

isetshenziswa nesisekeli esidingekayo). Ngolunye

ulwazi shayela kwa-Sony Ericsson Special Needs

Center ku 877 878 1996 (TTY) noma 877 207 2056

(izwi), noma yiya ku www.sonyericsson-snc.com.

Ukulahlwa kwezinto

ezindala zikagesi nezeelekthronikhi

Impahla ye-elekthronikhi namabhethri akufanele

kufakwe kwimfucuza yomndeni kodwa makushiywe

endaweni efanele yokujikelezisa. Lokhu kusiza

ekunqandeni imiphumela engaba mibi kwimvelo

nasempilweni yabantu. Hlola imithetho yangakini

ngokuthintana nehhovisi ledolobha langakini, isevisi

ethwala imfucuza ngakini, isitolo owathenga kuso

umkhiqizo noma ngokufonela i-call center yakwa-

Sony Ericsson. Ungazami ukukhipha amabhethri

Ulwazi olubalulekile 79

Lokhu yisihumusho se-Inthanethi salolu shicilelo. © Phrintela kuphela ukusebenzisa kwangasese.

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!