26.02.2013 Views

яюS o n y E r i c s s o n M o b i l e C o m m u n i c a t i o n s A B

яюS o n y E r i c s s o n M o b i l e C o m m u n i c a t i o n s A B

яюS o n y E r i c s s o n M o b i l e C o m m u n i c a t i o n s A B

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

4. Ngoba uhlelo lweselula lapho lo Mkhiqizo usebenza

khona, lunikezelwa umnikezeli ongahlangene no-

Sony Ericsson, Sony Ericsson ngeke athweswe cala

ngokusebenza, ukubakhona, ukwembozeka

kwamasevisi kanye nokuhleleka kwalolo luhlelo.

5. Le waranti ayibandakanyi ukwehluleka koMkhiqizo

okudalwe ukufaka, ukuhlela kabusha, ukukhanda

noma ukuvulwa koMkhiqizo ngumuntu

ongagunyaziwe ngu--Sony Ericsson.

6. Le waranti/ lesi siqinisekiso asikubandakanyi

ukwehluleka koMkhiqizo okudalwe ukusebenzisa

izisekeli noma amanye amadivaysi okuxhuma ifoni

okuyizisekeli okungesizo ezakhelwe lo Mkhiqizo

ngu-Sony Ericsson.

7. Ukulimaza noma yiziphi izivalo (seals) zalo Mkhiqizo

kuyobanga ukuthi isiqinisekiso singasebenzi.

8. AZIKHO EZINYE IZIQINISEKISO EZISHIWO,

KUNGABA EZIBHALIWE NOMA ZOMLOMO,

NGAPHANDLE KWALEZI EZINOMKHAWUKO

EZIBHALWE LAPHA. ZONKE IZIQINISEKISO

EZICATSHANGELWAYO KUBANDAKANYA

KODWA HHAYI KUPHELA IZIQINISEKISO

EZICATSHANGWAYO ZOKUFAKA IMPAHLA

NOKULUNGELA KAHLE INHLOSO ETHILE, KONKE

KUKALELWE ISIKHATHI SALESI SIQINISEKISO

ESINOMKHAWUKO. AKUKHO SIMO ESINGENZA

U-SONY ERICSSON NOMA ABANIKEZELI BAKHE

BELAYISENSE, UKUBA BAKHOKHISWE

NGOKULIMALA OKUYINGONZI NOMA

OKWAMABOMU KWANOMA YILUPHI UHLOBO,

KUBANDAKANYA, KODWA HHAYI KUPHELA,

UKULAHLEKA KWENZUZO NOMA

KOKUTHENGISA, NGOKUGCWELE NJE LOKHO

KULIMALA KUNGACHITHWA NGUMTHETHO.

Amanye amazwe/imibuso ayikuvumeli

ukungabandakanywa noma ukunqunywa

komonakalo wengozi noma wamabomu, noma

umkhawukho wesikhathi esicatshangwayo,

ngakho-ke lezi ziqiniseko ezibalwe ngenhla noma

okungeke kwenziwa, kungenzeka kungakuthinti

wena.

Iwaranti ehlinzekiwe ayiwakhinyabezi amalungelo

umthengi anawo ngaphansi komthetho osebenzayo

njengamanje, futhi asiwakhinyabezi amalungelo

umthengi anawo kumthengisi avela

ekuthengiselaneni kwabo/isivumelwano

sokuthenga.

*Ukusabalala kwewaranti

ngokomhlaba

Uma uthenge uMkhiqizo wakho ezweni eliyilungu le-

European Economic Area (EEA) noma e-Switzerland

noma e-Republic of Turkey, futhi lowo Mkhiqizo

wawuhloselwe ukudayiswa kwi-EEA noma e-

Switzerland noma e-Turkey, uMkhiqizo wakho

ungaseviswa kunoma iliphi izwe le-EEA noma e-

Switzerlnoma e-Turkey, ngaphansi kwemibandela

yewaranti esebenza ezweni odinga kulo isevisi,

inqobo uma uMkhiqizo ofanayo udayiswa kulelo zwe

wumsabalalisi ogunyazwe ngu-Sony Ericsson. Uma

ufuna ukuthola noma uMkhiqizo wakho uyadayiswa

yini ezweni okulo, sicela ufonele i-Call Center

yangakini yakwa-Sony Ericsson. Sicela wazi ukuthi

amanye amasevisi ngeke enziwa noma yikuphi

kuphela ezweni othenge kulo, isibonelo, ngenxa

yokuthi uMkhiqizo wakho unengaphakathi noma

ingaphandle elehlukile kule nhlobo eanayo edayiswa

kwamanye amazwe. Ucelwa ukuba wazi ngaphezu

kwalokho ukuthi kwesinye isikhathi kungangenzeki

ukukhanda iMikhiqizo ekhiywe ama-SIM.

** Kwamanye amazwe/izifunda ulwazi olwengeziwe

(njengekhadi lewaranti elisebenzayo) lungahle

ludingeke.

FCC Statement

This device complies with Part 15 of

the FCC rules. Operation is subject

to the following two conditions: (1)

This device may not cause harmful interference, and

(2) This device must accept any interference

Ulwazi olubalulekile 83

Lokhu yisihumusho se-Inthanethi salolu shicilelo. © Phrintela kuphela ukusebenzisa kwangasese.

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!