26.02.2013 Views

яюS o n y E r i c s s o n M o b i l e C o m m u n i c a t i o n s A B

яюS o n y E r i c s s o n M o b i l e C o m m u n i c a t i o n s A B

яюS o n y E r i c s s o n M o b i l e C o m m u n i c a t i o n s A B

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

Isexwayiso somsindo!

Gwema amazinga evolumu angalimaza izindlebe.

Isivumelwano Selayisensi

Yomsebenzisi Wokugcina

Isofthiwe efike nale divaysi nemidya yako

kungokukaSony Ericsson Mobile Communications

AB, kanye/noma izinkampani ezisebenzisana naye

nabaphakeli bakhe nabanikezeli bakhe

bamalayisensi.

U-Sony Ericsson ukunika ilayisensi okungeyona

yakho wedwa futhi enomkhawuko yokusebenzisa

iSofthiwe kuphela ngokuqondene neDivaysi efakwe

kuyo noma efike nayo Ubunikazi beSofthiwe

buyadayiswa, buyadluliswa noma buyahanyiswa.

Ungasebenzisi izindlela zokuthola ikhodi

yomthombo noma iyiphi ingxenye yeSofthiwe,

ukukhiqiza kabusha nokusabalalalisa iSofthiwe,

noma ukuguqula iSofthiwe. Unelungelo lokudlulisa

amalungelo nezibopho kweSofthiwe eqenjini

lesithathu, kuphela kuhambisane neDivaysi

owathola nayo iSofthiwe, inqobo uma iqembu

lesithathu livuma ngokubhala ukuba lizohlonipha

imigomo yale Layisensi.

Le layisensi ikhona kuyo yonke impilo esebenzayo

yale Divaysi. Ingayekiswa ngokudlulisela

amalungelo akho eDivaysi eqenjini lesithathu

ngencwadi.

Ukwehluleka ukuhambisana nanoma yimuphi wale

migomo nemibandela kuzoyekisa ilayisensi ngaleso

sikhathi.

U-Sony Ericsson nabaphakeli bakhe bamaqembu

esithathu nabanikezeli bamalayisensi bakhe

bagodla wonke amalungelo, isihloko nomhlandla

kweSofthiwe. Uma iSofthiwe iqukethe impahla

noma ikhodi lesithathu, leso sithathu, siyokuba

umudlimafa walezi zimiso.

Le layisensi ibuswa yimithetho yaseSweden. Lapho

kusebenza khona, lokhu okwedlule kusebenza

kumalungelo abathengi asemthethweni.

Uma kwenzeka ukuthi iSofthiwe ehambisana noma

ehlinzekwe ngokuhambisana nedivaysi yakho

ineminye imigomo nemibandela, lezo zimiso

zizobusa futhi ukuba nayo kwakho nokuyisebenzisa

iSofthiwe.

Iwaranti Enomkhawuko

Sony Ericsson Mobile Communications AB,

SE-221 88 Lund, Sweden, (Sony Ericsson) noma

inkampani asebenzisana nayo ngakini, unikeza

leWaranti Enomkhawuko yeselula yakho nesesekeli

sasekuqaleni esifike nayo (emva kwalokhu

osekuzobizwa ngokuthi “Umkhiqizo”).

Uma uMkhiqizo wakho udinga isevisi yewaranti,

sicela uwubuyisele kulowo owuthenge kuye, noma

xhumana ne-Call Center yakwa-Sony Ericsson

yangakini (amareythi kazwelonke angasebenza)

noma vakashela ku www.sonyericsson.com ukuze

uthole ulwazi oluthe xaxa.

Iwaranti yethu

Kuncike kwizimo zeWaranti eneMikhawulo, u-

Sony Ericsson uqinisekisa ukuthi lo Mkhiqizo

awutholanga kulimala ekwakhiweni kwawo, kwizinto

ezikuwo, noma kulabo abebewakha ngenkathi

uthengwa umthengi okokuqala. IWaranti

Enomkhawuko izothatha isikhathi esiwunyaka

owodwa (1) kusukela osukwini lokuqala lokuthenga

uMkhiqizo.

Esizokwenza

Uma ngalesi sikhathi sewaranti, lo Mkhiqizo uhluleka

ukusebenza ngokujwayelekile nakumasevisi

ajwayelekile, ngenxa yokulimala ekwakhiweni

kwawo, kwizinto ezikuwo noma kubuchwepheshe

bawo, abasabalalisi noma ophathina besevisi

Ulwazi olubalulekile 81

Lokhu yisihumusho se-Inthanethi salolu shicilelo. © Phrintela kuphela ukusebenzisa kwangasese.

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!