26.02.2013 Views

яюS o n y E r i c s s o n M o b i l e C o m m u n i c a t i o n s A B

яюS o n y E r i c s s o n M o b i l e C o m m u n i c a t i o n s A B

яюS o n y E r i c s s o n M o b i l e C o m m u n i c a t i o n s A B

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

Sony Ericsson C510 Cyber-shot

UMTS/HSPA band 1 GSM/GPRS/EDGE

900/1800/1900

Le Gaydi yokusebenzisa ifoni ishicilelwe ngabakwa-

Sony Ericsson Mobile Communications AB noma

inkampani yangakini esebenzisana nabo,

ngaphandle kwewaranti ethile. Ubungcono

nezinguquko kule ncwadi yokusebenzisa ucingo

okwenziwe amaphutha okuthaypha, ukungalungi

kolwazi lwamanje, noma ubungcono ezinhlelweni

kanye/noma amathuluzi, kungenziwa ngu-

Sony Ericsson Mobile Communications AB noma

ingasiphi isikhathi ngaphandle kwesaziso.

Izinguquko ezinjalo, ngakho, ziyongeniswa

kwizihumusho ezintsha zale Gaydi yokusebenzisa

ifoni.

Wonke amalungelo agodliwe.

©Sony Ericsson Mobile Communications AB, 2008

Inamba yesishicilelo: 1221-4863.1

Sicela wazi:

Amanye amasevisi akule Gaydi yokusebenzisa ifoni

awasekelwe yiwo wonke amanethiwethi. Lokhu

kusebenza futhi kwiNamba Yezimo Eziphuthumayo

Yomhlaba ye-GSM ethi 112.

Sicela uxhumane no-opharetha wenethiwekhi yakho

noma umnikezeli wakho wesevisi uma ungabaza

noma ungasebenzisa isevisi ethile noma qha.

Sicela ufunde Ulwazi olusemqoka ngaphambi

kokusebenzisa ifoni yakho.

Ifoni yakho inamandla okulanda, ukulonda

nokudlulisa okuqukethwe okwengeziwe, isb.

amaringithoni. Ukusetshenziswa kokuqukethwe

okufana nalokho kungaba nomkhawulo noma

kunqatshelwe ngamalungelo abantu besithathu,

okubandakanya kodwa kungakalelwe kumikhawulo

engaphansi kwemithetho yamalungelo okushicilela

efanele. Wena, hhayi u-Sony Ericsson, unamandla

aphelele kokuqukethwe okwengeziwe okulanda

noma okudlulisa kuvela efonini yakho. Ngaphambi

kokusebenzisa okuqukethwe okwengeziwe, sicela

uqinisekise ukuthi ukusebenzisa okuhlosile

kulayisensiwe noma kugunyaziwe. U-

Sony Ericsson akaqinisekisi ngokungabi naphutha,

ubuqotho noma ikhwalithi yokuqukethwe

okwengeziwe noma okunye okuqukethwe

kwabantu besithathu. U-Sony Ericsson ngeke

abekwe icala ngisho ngaphansi kwaziphi izimo

ngokusebenzisa kwakho okungalungile

kokuqukethwe okwengeziwe noma okunye

okuqukethwe kwabantu besithathu.

I-Smart-Fit Rendering wuphawu lokuhweba noma

wuphawu lokuhweba olubhalisiwe lwakwa-

ACCESS Co., Ltd.

I-Bluetooth wuphawu lokuhweba noma wuphawu

lokuhweba olubhalisiwe lwe-Bluetooth SIG Inc.

kanti ukusetshenziswa kwalolu phawu ngu-

Sony Ericsson kungaphansi kwelayisensi.

Ilogo ye-Liquid Identity, i-BestPic, i-PlayNow, i-

TrackID, i-MusicDJ, i-PhotoDJ ne-VideoDJ

yizimpawu zokuthengisa noma izimpawu

zokuthengisa ezibhalisiwe ze-Sony Ericsson Mobile

Communications AB.

I-TrackID inikwa amandla yi-Gracenote Mobile

MusicID. I-Gracenote ne-Gracenote Mobile

MusicID yizimpawu zokuhweba noma yizimpawu

zokuhweba ezibhalisiwe zakwa-Gracenote, Inc.

I-Cyber-shot wuphawu lokuheba noma wuphawu

lokuheba olubhalisiwe lwakwa-Sony Corporation.

I-Sony, i-Memory Stick Micro ne-M2 yizimpawu

zokuthengisa noma yizimpawu zokuthengisa

ezibhalisiwe zakwa-Sony Corporation.

I-Google and Google Maps yizimpawu

zokuhweba noma yizimpawu zokuhweba

ezibhalisiwe zakwa-Google Inc.

I-SyncML wuphawu lokuhweba noma wuphawu

lokuhweba olubhalisiwe lwakwa-Open Mobile

Alliance LTD.

I-Ericsson wuphawu lokuhweba noma wuphawu

lokuhweba olubhalisiwe lwakwa-

Telefonaktiebolaget LM Ericsson.

Lokhu yisihumusho se-Inthanethi salolu shicilelo. © Phrintela kuphela ukusebenzisa kwangasese.

3

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!