26.02.2013 Views

яюS o n y E r i c s s o n M o b i l e C o m m u n i c a t i o n s A B

яюS o n y E r i c s s o n M o b i l e C o m m u n i c a t i o n s A B

яюS o n y E r i c s s o n M o b i l e C o m m u n i c a t i o n s A B

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

usebenzisa iSIM khadi ka-opharetha

elungile yini.

IPIN okungesiyo/UPHINI 2 ayilungile

Ufake i-PIN noma i-PIN2 yakho

ngokungesikho.

Faka i-PIN noma i-PIN2 okuyiyo bese

ukhetha Yebo.

I-PIN ivinjiwe/Pini-2uvalekile

Ufake iPIN noma iPIN2 ngokungesikho

izikhathi ezintathu zilandelana.

Ukuvula ukuvinjwa, bheka Ilokhi yeSIM

khadi ekhasini 66.

Amakhodi awahambelani

Amakhodi owafakile awahambelani.

Uma ufuna ukushintsha ikhodi

yokuphepha, isibonelo i-PIN yakho,

kufanele uqinisekise ikhodi entsha.

Bheka Ilokhi yeSIM khadi ekhasini 66.

Ayikho inethiwekhi

Ifoni yakho ikwi-flight mode. Bheka I-

Flight mode ekhasini 59.

Ifoni yakho ayemukeli neyodwa isignali

yenethiwekhi, noma isignali

eyamukelwe ayinamandla. Xhumana

no-opharetha wenethiwekhi yakho

uqinisekise ukuthi inethiwekhi

iyadonsa lapho ukhona.

I-SIM khadi ayisebenzi kahle. Faka i-

SIM khadi yakho kwenye ifoni. Uma

lokhu kusebenza, kungenzeka kube

yifoni ebangela inkinga. Sicela

uxhumane nesevisi ye-Sony Ericsson

yasendaweni.

Izingc. eziphu. kup.

Usendaweni lapho inethiwekhi

itholakala khona, kodwa awuvunyelwe

ukuyisebenzisa. Kepha, esimeni

esiphuthumayo, abanye o-opharetha

benethiwekhi bayakuvumela ukuba

ushayele inombolo ephuthumayo

yomazwe omhlaba jikelele u-112.

Bheka Izingcingo eziphuthumayo

ekhasini 32.

IPuk ivaliwe. Xhumana no- opharetha.

Ufake ikhodi yakho yokuvula ukuvinjwa

(iPUK) ngokungesikho izikhathi ezi-10

zilandelana.

72 Ukuxazulula

Lokhu yisihumusho se-Inthanethi salolu shicilelo. © Phrintela kuphela ukusebenzisa kwangasese.

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!