26.02.2013 Views

яюS o n y E r i c s s o n M o b i l e C o m m u n i c a t i o n s A B

яюS o n y E r i c s s o n M o b i l e C o m m u n i c a t i o n s A B

яюS o n y E r i c s s o n M o b i l e C o m m u n i c a t i o n s A B

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

• Ungalisondezi amalangabini

noma kugwayi ovuthayo.

• Ungawuwisi, ungawujikijeli

noma uzame ukuwugobisa

umkhiqizo wakho.

• Ungawupendi noma uzame

ukuwuqaqa noma

ukuwuguqula umkhiqizo

wakho. Umsebenzi

ogunyazwe ngu

Sony Ericsson kuphela okufanele enze isevisi.

• Buza abasebenzi bezokwelapha abagunyaziwe

futhi ufunde imiyalelo kamakhi wedivaysi

yezokwelapha ngaphambi kokusebenzisa

umkhiqizo wakho eduze kwama-pacemakers

(imishini elekelela inhliziyo) noma amanye

amadivaysi noma imishini kwezokwelapha.

• Nqamula uuksebenzisa amadivaysi eelekthronikhi

noma cisha okuhambisa

amagagasi omoya kedivaysi lapho kudingeka

khona noma uma ucelwa ukuba wenze njalo.

• Ungayisebenzisi lapho kungaba neziqhumane

khona.

• Ungayibeki ifoni yakho noma ufake impahla

engenawaya endaweni engaphezu

kwesikhwama somoya emotweni yakho.

• Qaphela: Imiboniso eklayekile noma ephukile

ingadala okuseceleni okubukhali okungaba

yingozi uma kuthintwa.

• Ungayisebenzisi iHedisethi yeBluetooth yakho

ezindaweni lapho ingakuphathi kahle khona

noma lapho izocindezeleka khona.

Izingane

Isixwayiso! Yigcine kude

nezingane. Ungavumeli izingane

zidlale ngamaselula noma

ngezisekeli zawo. Zingazilimaza noma zilimaze

abanye. Imikhiqizo ingaba nezingxenye ezincane

ezingakhipheka bese zidala ingozi yokubindeka.

Amandla kagesi (Ishaja)

Xhuma ishaja emithonjeni yamandla njengoba

kumakiwe kumkhiqizo. Ungayisebenzisi emnyango

noma ezindaweni eziswakeme. Ungayishintshi

noma ulimaze noma ugqilaze intambo. Khipha

iyunithi epulakini ngaphambi kokuyihlanza.

Ungalokothi ushintshe ipulaki. Uma iplagi ingangeni

kule ndawo yamandla, thola abasebenza ngogesi

abaqeqeshiwe bakufakele lezo zinto ezifanele

zokudonsa ugesi. Uma okuphakela amandla

kuxhunyiwe kunokusebenza okuncane

kwamanadla. Ukugwema loko kumosheka

okuncane kwamandla, nqamula okuphakela

amandla uma umkhiqizo usushajeke wagcwala.

Ukusebenzisa amashaja angagunyaziwe

wuSony Ericsson kungandisa izingozi

zezokuphepha.

Ibhethri

Amabhethri amasha noma ahleli isikhathi eside

angaba nomthamo wesikhashana omncane. Yishaje

ngokugcwele ibhethri ngaphambi kokuyisebenzisa

okokuqala. Yisebenzisele okuhloselwe yona

kuphela. Shaja ibhethri emazingeni okushisa

aphakathi kuka +5°C(+41°F) and +45°C(+113°F).

Ungalifaki ibhethri emlonyeni wakho. Ungavumeli

okothintana kwebhethri kuthintane nezinye

izinsimbi. Icime ifoni yakho ngaphambi kokukhipha

ibhethri. Ukusebenza kuncika emazingeni okushisa,

amandla esignali, izindlela zokusebenzisa, izimpawu

ezikhethiwe kanye nokuhanjiswa kwezwi noma

kwedatha. Makube wophathina besevisi

bakwaSony Ericsson kuphela abakhipha noma

abashintsha amabhethri akhelwe ngaphakathi.

Ukusebenzisa amabhethri angagunyazie

wuSony Ericsson kungandisa izingozi

zezokuphepha. Shintsha ibhethri kuphela ngenye

ibhethri ye-Sony Ericsson ehambisana nomkhiqizo

ngokwezinga le-IEEE-1725. Ukusebenzisa ibhethri

elingagunyaziwe kungaba nengozi yomlilo,

ukuqhuma, ukuvuza nezinye izingozi.

Ulwazi olubalulekile 77

Lokhu yisihumusho se-Inthanethi salolu shicilelo. © Phrintela kuphela ukusebenzisa kwangasese.

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!