26.02.2013 Views

яюS o n y E r i c s s o n M o b i l e C o m m u n i c a t i o n s A B

яюS o n y E r i c s s o n M o b i l e C o m m u n i c a t i o n s A B

яюS o n y E r i c s s o n M o b i l e C o m m u n i c a t i o n s A B

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

abagunyazwe wu-Sony Ericsson, ezweni* la

uthenge khona uMkhiqizo, bazokhetha noma

bayawukhanda noma bayawushintsha uMkhiqizo

ngokuhambisana nemigomo nemibandela echazwe

lapha.

U-Sony Ericsson nasebenzisana nabo bayaligodla

ilungelo lokukhokhisa imali yokuphatha ngezandla

kwabo uMkhiqizo, uma kungukuthi ubuyiswe nje

awukho ngaphansi kwesiqinisekiso ngokwalezi

zimo ezingezansi.

Sicela wazi ukuthi amanye amasethingi aqondene

nawe, okulandwayo noma olunye ulwazi

kungalahleka uma uMkhiqizo wakho we-

Sony Ericsson ukhandwa noma ushintshwa

ngomunye. Njengamanje u-Sony Ericsson

angavinjelwa umthetho osebenzayo, ezinye

izimiselo noma imikhawulo yobuchwepheshe

ekwakheni ikhophi yokugada ingozi yokulandwayo

okuthile. U-Sony Ericsson akazibophezeli olwazini

olulahlekayo lwanoma yiluphi uhlobo futhi ngeke

akukhokhele ngokulahlekelwa kwakho. Kufanele

njalo wenze amakhophi agade ingozi alo lonke

ulwazi olugciniwe eMkhiqizweni wakho we-

Sony Ericsson njengokulandwayo, ikhalenda

noxhumene nabo ngaphambi kokuwuletha

uMkhiqizo wakho we-Sony Ericsson

ukuzokhwandwa nokushintshwa

Imibandela

1. Le Waranti Enomkhawuko isebenza kuphela uma

ubufakazi basekuqaleni bokuthenga balo Mkhiqizo

obakhishwa wumthengisi ogunyaziwe wakwa-

Sony Ericsson obunosuku lokuthenga nenombolo

yesiriyali**, buvezwa kanye noMkhiqizo

ozokhandwa noma ozoshintshwa. U-

Sony Ericsson uyaligodla ilungelo lokunganikezeli

ngesevisi yewaranti uma le mininingwane isusiwe

noma ishintshiwe emveni kokuba uMkhiqizo

wathengwa okokuqala kumthengisi.

2. Uma u-Sony Ericsson elungisa noma eshintsha

uMkhiqizo, lowo Mkhiqizo olungisiwe noma

oshintshiwe usazoba nesiqiniseko esilingene

isikhathi esisele sesiqiniseko, noma izinsuku

ezingamamashumi ayisishiyagalolunye (90) emveni

kokulungiswa noma kokushintshwa, kuye ngokuthi

yisiphi isikhathi eside. Ukulungisa noma ukushintsha

kungasho ukusetshenzisa izingxenye ezisebenza

ngokufanayo kodwa esezilungiswe kabusha.

Izingxenye ezikhishiwe kwafakwa ezinye

esikhundleni sazo noma okuyakhile ifoni kuzoba

impahla ka-Sony Ericsson.

3. Lesi siqiniseko asifaki ukuhluleka kokusebenza

koMkhiqizo ngenxa yokuguga, noma

ukungasetshenziswa kahle kwawo, kubandakanya,

kodwa hhayi kuphela, ukuwusebenzisa ngendlela

engajwayelekile nengalungile futhi engahambisani

nemithetho ka-Sony Ericsson yokusetshenziswa

nokunakekelwa koMkhiqizo. Kanti futhi lesi

siqiniseko asifaki ukuhluleka koMkhiqizo

ukusebenza ngenxa yengozi, isofthiwe ukuguqulwa

noma ukuhlelwa kabusha, ngokwenziwa nguMdali,

ngokulimala okudalwa izinto eziwuketshezi.

Ibhethri elishajekayo lingashajwa futhi

lisetshenziswe izikhathi ezingaphezu kwekhulu.

Nokho, iyogcina igugile – lokhu akulona iphutha futhi

yinto ejwayelekile. Uma isikhathi sokukhuluma

noma isikhathi sokumiswe isikhashana sisifishane

ngokuphawulekayo, yisikhathi lesi sokushintsha

ibhethri lakho. U-Sony Ericsson uncoma ukuthi

usebenzise kuphela amabhethri kanye namashaja

agunyazwe ngu Sony Ericsson.

Izinguquko ezincane ekubonisweni kokugqama

nombala kungenzeka phakathi kwamafoni.

Kungaba namachaashazi amancane akhanyayo

noma amnyama esibukweni. Lokhu kubizwa

ngamaphikseli anenkinga kanti kwenzeka uma

amachashazi engasebenzanga kahle futhi

engalungiseki. Amaphikseli amabili anenkinga

kuthiwa amukelekile.

Izinguquko ezincane ekubukekeni kwekhamera

zingenzeka phakathi kwamafoni. Lokhu

kujwayelekile futhi akuthathwa njengephutha

kwikhamera.

82 Ulwazi olubalulekile

Lokhu yisihumusho se-Inthanethi salolu shicilelo. © Phrintela kuphela ukusebenzisa kwangasese.

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!