29.12.2012 Views

I.S.M. MSIBI

I.S.M. MSIBI

I.S.M. MSIBI

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

Kulolu cwanmgo kuzophinde kuqwashiswe abantu ukuba baphindele emvelweni

ngokuyisa abantwana nabo uqobo lwabo eziqiwini zezilwane nalapho kugcinwa khona

izilwane ngenhloso yokubukisa ngazo, lapho kuvalelwa khona izilwane ukuze bakwazi

ukuzuza arnagarna azo. Nezikole irnbala kumele zenze izinhlelo zokuyisa abantwana

eziqiwini ukuze bazi kabanzi ngemvelo, bapheze ukuzibona kumabonwakude kuphela,

ngoba ukubuka itbelevishini kufana nephupho.

Kulolu cwaningo kuzobuye kubhekwe Iokho okuyirnikhutshana noma ukwenza okuthile

kwezilwane okutbathwa njengenkolelo etbile uma kubhekiswe esizweni sarnazulu.

Enye inhloso yalolu cwaningo ukuxwayisa arnaphisi nomphakathi ukuba bangacekeli

phansi iziIwane, ngoba izilwane ziyimvelo kanjalo nabantu bayirnvelo, ukushabalala

kwezilwane -kuwushabalala kwesintu uqobo. Izilwane ziyimpiIo yesintu. Nasemandulo

inqina yayijutshwa yinkosi, kube yiyona eqoka umtbonga ngenhloso yokuthola inyarna,

izingxenye ezithiIe zomzimba wezilwane kanye nezikhumba zokwenza imvunulo.

Naleyo nqina yayikhishwa ngezikhathi ezithiIe onyakeni. KuleIi bhuku umphakathi

uyaxwayiswa ukuba upheze ukuzingela ngazo zonke izikhathi ngoba iziIwane eziyigugu

Ietbu zizoshabalala babuye bagcwale arnajele ngoba umtbetbo owashaywa uhulumeni

awusabavumeIi nhlobo ukubulala, noma ukuzingela izinyarnazane ngaphandle

kwemvume.

Lolu cwaningo Iuhlose ukuqaphelisa umphakatbi ngalezo zilwane ezibaluIekile

ebukhosini bakwazulu, okungarnele nangephutba babonakaIe begqoke noma bevunule

ngezikhumba zazo, nanokuthi uma betbuke bazibulala kumele bazethule endlunkulu

yobukhosi babo.

I.3 Inkuthazo

Okungisuse phansi ngaze ngafisa ukucwaninga ngalesi sihloko ukubona abantu

bengarnazulu sebephiIa kude neziIwane, irnvelo nomdabu wabo nanokuthi abasazazi

4

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!