29.12.2012 Views

I.S.M. MSIBI

I.S.M. MSIBI

I.S.M. MSIBI

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

Ukuphunza:

Umbendeni:

Umhlwenga:

Umhlandla:

Umkhonywana:

Umkhurniso:

Umkhunkuli:

wenza okubi kwenzeke kuye noma kube ukuthi uma umuntu

ethi ezokwenza okubi esabe agcine engangenanga noma umuthi

wakhe ungasebenzi.

Ukuzala kwesilwane inkonyane iphume ifIle okwenzekayo ukuthi

izalwe vele kungakabi isikhathi okunye izalwe vele isibukeka

isiphelele kodwa kube ukuthi ifile kuthiwa umphunzo. Lokho

kuzala ngaleyo ndlela kuthiwa ukuphunza ezilwaneni.

Isifo esiphatha imfuyo njengezinkomo. Lesi sifo senza ivuvukale

inyongo okukanye iqhume futhi ivuvukale nobende isilwane sife.

Iziboya ezivuka esilwaneni kusukela ekhanda kuye emgogodleni

uma sithukuthele noma sizilungisela ukuhlasela isitha.

Yingxenye yomzimba wesilwane noma umuntu engemuva

kusuka entanyeni kuye eqolo.

Isifo esihlasela izilwane ikakhulukazi izinkomo. Lesi sifo senza

inkomo ivuvukale esiphangeni iqhuge, uma ingalashwanga igcina

ifile.

Lezi yinzinhlanganisela zemithi ezithakwa ngenhloso yokuthi

zidliswe imfuyo ukuze ikhuluphale noma ibukeke.

Umuntu othakathayo oloyanayo ngernithi ukuze abantu bagule

bafe.

12

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!