29.12.2012 Views

I.S.M. MSIBI

I.S.M. MSIBI

I.S.M. MSIBI

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

ibhumbuluzile. Amashoshozela empi enza amadlokolo ngezimpaphe zalo ukuze ale

ukhasha empini, ahlanye alingise Iona inqe.

Ngokocwaningo siyathola ukuthi cishe ziyisishiyagalombili izinhlobo zamanqe kuleli

lakithi. Lapha-ke sizochaza leli elidume kakhulu. Inqe liyinyoni enkulu ethi ayibe

ngangengududu. Yilona elikhulu kunawo wonke leli. Ngombala ikhanda nentamo

kuluhlaza ngokusibhakabhaka.

U-Leroux (1993:333) uyavumelana nokushiwo ngenhla ngombala wenqe lapho ethi:

The head and the neck are greyish blue, with a rather

sparse covering of white feathers.

Ikhanda nentamo

okwesibhakabhaka

ernzimbeni.

yalo impunga ngokuluhlaza

bese luba namaqubu amaningi

Izimpiko zamaphiko zithi azibe nsundu ngokuphaphathekile enhla namaphiko kanti uma

sekwehlela ngezansi zinsundu ngokugqamile. Ingaphansi layo limhlophe nengemuva

layo limhlophe.

U-Leroux (1993:333) ubeka kanje:

The white-backed vulture is the most commonest species

in the northen part of the country, with a distinct white

lower back, covered by the folded wings but discernible in

flight The eyes are dark brown.

Inqe elimhlophe ngemuva livarnile/lejwayelekile enyakatho

nezwe lithi ukuba mhlophe kwesingezansi bese lembozwa

ngamaphiko alo amakhulu ehlile. Linamehlo ansundu

ngokuzothile.

43

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!