29.12.2012 Views

I.S.M. MSIBI

I.S.M. MSIBI

I.S.M. MSIBI

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

Amehlo endlovu mancanyana. Ayibonisisi kahle ngawo. Amadlebe ayo makhulu

angamagwagwa. Inodlebe oluyisimangaliso. Omunye umsebenzi wamadlebe ukupholisa

urnzimba. Amazinyo endlovu akhula ize ife.

Kulolu cwanmgo siyathola ukuthi indlovu ithanda ukuhlala endaweni enezihlahla

ezivulekile kanti futhi evame ukuba notshani.

Kuyatholakala futhi ukuthi izindlovu yizilwane ezithanda ukuhamba zibe ngumhlambi.

Zivame ukuhamba noma ukuphila zibe yimindeni. Umhlambi uholwa yinkomazi endala.

Iyaziswa, iyahlonishwa.

U-Bulpin nabanye (1984:478) bayavumelana ngokushiwo ngenhla maqondana nendawo

lapho kuphila khona izindlovu nokuziphatha kwazo bathi:

2.3.1.2 Ibhubesi

Elephants have a keen sense of social responsibility and

members of herd will adopt or protect orphaned, ailing

or injured members of their community. They live in

small family groups led by old cows.

Izindlovu ziyathapda ukuphilisana nokuvikelana. Amalunga

omhlambi ayazinakekela lezo ezilimele noma amankonyane

angasenanina. Lezizilwane ziphilisana njengomphakathi

wabantu. Ziba yiqenjana lomndeni eliholwa yizinkomazi

ezindala.

22

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!