29.12.2012 Views

I.S.M. MSIBI

I.S.M. MSIBI

I.S.M. MSIBI

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

Ngokwalolu cwamngo siyathola ukuthi indlovu YlSOna silwane esidume kakhulu

nesaziwa njengenkosi yezilwane. Obayo ubukhosi bungenxa yobukhulu bayo, ulaka

lwayo, amandla ayo kanye nesithunzi sayo.

U-Bulpin nabanye (1984:473) bayakugcizelela ukuthi ngempela indlovu yinkosi

yezilwane lapho bethi:

An elephant is the monarch of the forest, and even the

lordly lion stands aside to let them pass.

Indlovu yinkosi

ayayihlonipha.

yehlathi namabhubesi imbala

Indlovu impunga ngombala noma kwesinye isikhathi ibe nsundu ngokumnyama.

Inesikhumba esilukhuni esiwugqinsi.

I-Encyclopedia Brittannica Umqulu 18 (1995:442) iyavumelana nokushiwo ngenhla

lapho ithi:

An elephant is greyish to brown in colour and its . body

hair is sparce and coarse.

Indlovu impunga okunsundu ngokombala. Umzimba

wayo umbozwe ziboya ezincane eziphephezelayo.

Indlovu inomboko okuyisona sitho esibalulekile emzimbeni wayo, ngoba ihogela

ngawo, iyabamba, isiphule ngawo, idla ngawo, iphuza ngawo, ilwa ngawo.

U-Bulpin nabanye (1984:475) babeka kanje ngomboko wezindlovu:

With their trunks elephants can break down substantial

tree branches to get at the fresh outer twigs and leaves.

They pluck bundles of grass by carrying the end of the

20

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!