29.12.2012 Views

I.S.M. MSIBI

I.S.M. MSIBI

I.S.M. MSIBI

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

2.3.1.5 lnyathi

Kulolu cwaningo siyathola ukuthi inyathi yisona silwane esicishe sifane nenkomo.

Umehluko uze ubonakale kahle uma ususeduze. Ngokombala inyathi imnyama kuyela

ngasekubeni nsundu ngokumdaka. Ngokwendalo isikhumba sayo siqothukile, uma inabo

uboya kuba uboyana nje obungengakanani. Inentamo emfishane namadlebe amakhulu.

Umzimba wenyathi uhlangene futhi ugcwele, kanti futhi uphakeme kwesingaphambili.

Izimpondo zenyathi uma ziqhuma ziqala zibheke phansi, zibheke emaceleni zibheke

phezulu bese zibuyela ngaphakathi. Inesiphongo esibanzi kakhulu.

U-Cooper nabanye (1976:217) uyichaza kanje inyathi:

Except for their horns, buffalo look like heavily built cattle.

Adult males are black or charcoal grey, females and

youngsters have a reddish tinge. The hair is short and coarse

and becomes sparse with age. They have large heads and

thick necks, massive bodies and short limbs. The horns of

adults grow from thick wrinkled bosses on the forehead,

flare sideways and downwards and then curve upwards to

the tips, which usually point slightly backwards. Males have

larger heads, thicker necks and heavier horns than females,

30

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!