29.12.2012 Views

I.S.M. MSIBI

I.S.M. MSIBI

I.S.M. MSIBI

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

ngomhlane uye uyophela emsileni. Isihloko somsila sivame ukuba mhlophe kokunye

sibemnyama. Ithi ayibe mhlophe kuso sonke esingaphansi.

U-Apps (1992:292) naye uyavumelana nokushiwo ngenhla mayelana nesakhiwo

sensimba lapho ethi:

Genet is long, little and somewhat cat-like. Ground colour

white or light buffy, with large black or rusty spots on the

back, smaller spots on the legs and flanks, and black or

rusty bars on the top of the shoulders. The tail is ringed

wit black or rust colour, the tip is black sometimes white.

Insimba isakati kanti yona yinde kunekati. Inombala

omhlophe okusanhlabathi noma okuphaphathekile.

Inamabala amancane amnyama. Insimba inamabala

amancane emlenzeni nasezinhlangothini kuze kufIke

emahIombe. Kuthi emsiIeni iba namasongwana amnyama

ayizindilinga.

KuyatholakaIa futhi ukuthi insimba inobuso obumpunga. Bunamabala amnyama

emaceleni ekhala, kanye namhlophe phansi kwamehlo. Amadlebe athanda ukuba

ngamagwagwa abanzi.

U-Apps (1992: 292) naye uyavumelana nokushiwo ngenWa lapho ethi:

There are white patches below the eyes, and the white

stripes running onto the forehead from the inner corners of

the eyes. The ears are large, with rounded tips.

Insimba inamabala amancane amhlophe ngaphansi

kwameWo kuze kufIke esiphongweni. Insimba inamadlebe

angamagwagwa amade ayizindiIinga.

38

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!