29.12.2012 Views

I.S.M. MSIBI

I.S.M. MSIBI

I.S.M. MSIBI

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

lack rhinoceros in the Transvaal was seen in the Kruger National

Park in 1936.

Kunezinhlobo ezimbili zobhejane viz umkhombe ubhejane

omhlophe bese kuba ubhejane omnyama. Lezizinhlobo

zitholakala eningizimu yezindawo ze Afrika. Umkhombe

utholakala ezindaweni ezingase ningizimu njengo­

Hluhluwe-Umfolozi isiqiwu sakwa-Zulu Natali.

Leziziqiwu zasungulwa ngeminyaka yawo 1897 maduze

nase st. Lucia. Ubhejane omnyama uwuntengo

ephezulu/awudlisi ngalokho wancishiswa ngo-1930

kwasala abasukela ku-85 kuya ku-135. Enyakatho

neziqiwi I-Hluhluwe-Nemfolozi esiqiwini sasemKhuze

kwasala abayi-15 kwi-Natali yonyaka. Obhejane

bokugcina abamyama bagcina ukubonakala esiqiwini

iKruger National Park ngo 1936.

Kulo lucwaningo siyathola ukuthi ubhejane yisilwane esikhonze amaqabunga, namagatsha

ezihlahla kanye nameva. Yingakho-ke uvame ukutholakala ezindaweni ezingamahlozi

raphe kutholakala khona ukudla kwawo. Uvame ukutholakala uzihambela wodwa uma

uhamba ngamibili kusuke kuyithole nonina.

Kuyatholakala futhi ukuthi obhejane abamhlophe bavame ukuhamba, amaqenjana aholwa

yinkunzi endala. Kungumsebenzi wayo inkunzi endala ukukakelezela indawo yeqembu

ngomchamo ukuze elinye iqembu lingangeni kuyona. Ukungena kwenye inkunzi

kuleyondawo sekuyimpi.

U-Bulpin nabanye (1984: 571) bayakufakazela okushiwo ngenhla lapho bethi:

White rhinoceros occur in small groups conSistIng of a

single dominant or territorial bull, subordinate bulls, cows

and their offspring. Territorial bulls occupy clearly

defmed territories which they defend against the trespass

of the other bulls from neighbouring territories territories

in the Umfolozi Game Reserve in Natal, these territories

vary in size from 0, 75 km to 2, 60 km. Territorial bulls

mark their territories by spray urination or defecating on

latrines along the boundaries. Territorial bulls trespassing

34

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!