29.12.2012 Views

HIV AND AIDS - Joburg

HIV AND AIDS - Joburg

HIV AND AIDS - Joburg

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

hakazi liyachaza futhi liphendule futhi

lisebenza ngokuvulekile nobuqotho.

Ikomidi leNkambo eyiyo, ngokwesibonelo,

lamiselwa ukuhlola nokuphatha ukuvezwa

kwamagugu ezimali amakhansela kanye

nokuqinisekisa ukwethembeka nokuvimbela

inkohlakalo.

Idolobhakazi seliphinde lamisela amakomidi

amawadi angu-109 ukusondeza

uhulumeni kubantu. Osihlalo bamakomidi

amawadi ngamakhansela akhethiwe kanti

amalungu awo yizithunywa zendawo.

Lamakomidi avumela izakhamuzi ukuba

zibe nezwi ezinhlelweni zokuhlela nesabelo

AMAKOMIDI ESIGABA 79

� AMATHENDA

� ELOKU CUBUNGULA AMA-

BHUKU

� ELENKABA YEDOLOBHA

� ISIGUNGU ESIPHETHE

� ELOKUZIPHATHA NGE-

NDLELA

� ELEMIGOMO

� ELOKUJEZISA

Izinhlaka zokuphatha zepolitiki

UMKHANDLU

IKOMIDI

LEMEYA

sezimali kanye nokuveza amaphuzu

ayizikhalo zendawo. Amakomidi amawadi

ngakho-ke avulela ukuxhumana phakathi

kwabaphathi bedolobhakazi kanye

nezakhamuzi zendawo. Idolobhakazi

liyithathela phezulu imibono, izikhalazo

kanye nemifakela yamakomidi amawadi

kanti iMeya yeDolobha yona ngokwayo

seyihlangane okungenani izikhathi

ezintathu namakomidi amawadi selokhu

amiselwa eminyakeni emibili eyedlule.

Zonke izinhlaka ezithatha izinqumo

zepolitiki zizibophezele ekubonisaneni

nomphakathi kanye namaqembu abama-

AMAKOMIDI ESIGABA 80

� ELEZINDLU

� ELEZEMPILO

� ELEZINKAMPANI ZIKAMASIPALA

� ELEZINHLAKA ZIKAMASIPALA

� ELOKUPHEPHA KOMPHAKATHI

� ELEZIMALI NENTUTHUKO

YOMNOTHO

� ELOKUHLELA INTUTHUKO,

EZOKUTHUTHA NEZEMVELO

� ELEZENKABA YEDOLOBHA

� ELEZENTUTHUKO YOMPHAKATHI

� ELEZOKUPHATHA KUMASIPALA

IKOMIDI ELINCANE

LENTUTHUKO

YESINTU

IKOMIDI ELINCANE

LENTUTHUKO

IKOMIDI ELINCANE

LEZEZINDLU

NENGQALASIZINDA

IKOMIDI ELINCANE

– LABANEZABELO

11

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!