29.12.2012 Views

HIV AND AIDS - Joburg

HIV AND AIDS - Joburg

HIV AND AIDS - Joburg

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

UMBIKO WAMAPHAKATHI NETHEMU WEMEYA YEDOLOBHA

Umkhandlu ngakho-ke usumise iJoburg

Connect ukuhlinzeka izakhamuzi ngendawo

eyodwa lapho zingabika khona

izinkinga, zifake nemibuzo.

40

HIV AND AIDS

IJoburg Connect iyakwazi ukulandelela

izikhalazo ukuze amakhasimende azi

ukuthi kwenziwani ngazo. NgeJoburg Connect,

umkhandlu uqonde ukuqhubeka

njalo wenze ngcono izinga nesivinini

ophendula ngaso izicelo zamakhasimende

futhi uhlinzeke isigcawu sokuxhumana

okuqhubekayo phakathi komkhandlu

nabasebenzisi bemisebenzi.

UKWENZA IMISEBENZI IFINYELELEKE

KWABAHLUPHEKAYO

Idolobha selithathe izinyathelo ukuqinisekisa

ukuthi imisebenzi ngqangi

iyafinyeleleka kuzozonke izakhamuzi

zeGoli. Kwisabelo mali sika-2001/02,

uMkhandludolobha waseGoli wamisela

imisuka emibili yosizo lomphakathi. Lokhu

kwabe kungamanzi amahhala angamakhilolitha

ayisithupha ngenyanga kanye

nokuhoxiswa kwazozonke izintela kulabo

abamanani emizi yabo ingaphansi kuka-

R20 000. Ngo-2002 izakhamuzi zaqala

ukuthola amakhilowathi angamashumi

amahlanu ogesi wamahhala ngenyanga.

Ngaso leso sikhathi, uMkhandlu waqalisa

ngomgomo wokuhlinzeka ngemisebenzi

yamahhala yokukhuculula indle nokuthuthwa

kwezibi kulawomakhaya amiholo

yawo ingu-R1 100 noma ngaphansi

ngenyanga.

UMkhandlu usukhiphe izimali ezinkulu

ukubhekana nosizo lomphakathi. Lokhu

kuyinkomba yokuzimisela kwawo ukubhekana

nezinkinga zobuphofu nokweswela

emphakathini.

ISIPHETHO

UMkhandlu sewuliphuculile izinga

lemisebenzi eliyihlinzekayo futhi wanwebela

imisebenzi kulezozindawo

ezingayitholi phambilini kuleli dolobha.

Ukuhlinzekwa kwemisebenzi sekusebenza

kangcono kakhulu kanti nokunakekelwa

kwamakhasimende kwenziwe ngcono

kakhulu. Njengengxenye yesu lawo

lokulwa nobuphofu, umkhandlu sewumisele

usizo lomphakathi ukuqinisekisa

ukuthi amakhaya ampofu ayakwazi ukuhlomula

emisebenzini kamasipala. �

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!