29.12.2012 Views

HIV AND AIDS - Joburg

HIV AND AIDS - Joburg

HIV AND AIDS - Joburg

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

� I

INTUTHUKO YEZOMNOTHO NOKWA-

KHIWA KWAMATHUBA EMISEBENZI

nto ebaluleke kunazozonke ekuqinisekiseni

izinga lempilo engcono kwizakhamuzi

zaseGoli ngukukhula komnotho

okuqhubekayo nokuzinzile. IGoli selichazwe

njengesizinda esibalulekile somnotho

wezwe lonke, injini yesifundakazi kanye

nesango eliya e-Afrika.

Linikela ngaphezu kwawowonke amadolobhakazi

emnothweni wezwe. Intuthuko

yomnotho wedolobhakazi ayibalulekile nje

empilweni yezakhamuzi zendawo kanye

nabamabhizinisi kodwa ibaluleke nasezweni

lonke.

Imikhakha emine ebaluleke kakhulu

nefakela kakhulu emnothweni wendawo

yimisebenzi yamabhizinisi neyezimali,

ezokukhiqiza, uhwebo lwezitolo kanye

nezemisebenzi yomphakathi. Uma kuhlanganiswa

konke, lemikhakha inikelela

amaphesenti angu-80 emnothweni wendawo

yaseGoli (Johannesburg’s Gross

Geographic Product - GGP) kanti iqashe

19

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!