29.12.2012 Views

HIV AND AIDS - Joburg

HIV AND AIDS - Joburg

HIV AND AIDS - Joburg

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

UMBIKO WAMAPHAKATHI NETHEMU WEMEYA YEDOLOBHA

Imisebenzi yokubutha izibi seyiphuculiwe

weni ezingafanele. Kunezinye izindawo

ezingu-27 (okwakhe kuzo amakhaya angu-

33 625) ezidinga ukubhekelwa ngokuthi

zigudluzelwe engxenye.

Izindawo ezingu-47 eziyimijondolo (nezinamakhaya

angu-122 485) kumanje

ziyathuthukiswa. IPikitup seyelule izinhlelo

zayo zokuqoqa izibi kuzona zonke

izindawo eziyimijondolo ngenani lezigidi

ezintathu zamarandi ngenyanga, lokhu

kuyingxenye yemizamo yoMkhandludolobha

yokuqinisekisa ukuthi impilo

yabantu abahlala emijondolo iyathuthukiswa.

UMkhandlu sewuthathe izinyathelo

zokwenza ngcono imisebenzi yogesi.

Izindawo eziningi eGoli bezibhekene

nenkinga yokucima kogesi. Lokhu esikhathini

esiningi kuyimiphumela yokuthwala

kakhulu kwenxanxatelo yogesi. Ukulungisa

lesi simo, uMkhandlu sewusandisile isabelo

sawo sokubhekana nengqalasizinda yogesi

kanti ingaphezulu kwezigidi ezingama-

36

Umkhandludolobha umatasa nokuphucula

izindawo zokuhlala eziyimikhukhu engu-47

khulu amabili namashumi amahlanu

zamarandi imali eyasetshenziswa ezinhlelweni

zokusebenza ngeminyaka zimali u-

2000/01 no-2001/02. Kuze kufinyelele

kuMashi walonyaka zimali, yimali engamaphesenti

ayishumi nantathu ngaphezu

kweyanyakenye esitshenzisiwe ezinhlelweni

zemisebenzi.

ICity Power seyenabisele imisebenzi yokuphakelwa

ngogesi ezindaweni zokuhlala

ezihlanganisa oTshepisong, Alexandra, Far

East Bank, Klipfontein View naseMatholeville.

Ukwengezelela iCity Power seyihlinzekele

ugesi kumakhasimende amasha

angaphezu kwenkulungwane ezindaweni

ezifana no-Alexandra, Bryanston neRandburg.

Isigaba sokuqala sohlelo lokufakela

ugesi eVlakfontein sesiphothuliwe.

Umkhandlu usuzijubile futhi ukuhlinzekela

ukukhanyiswa kwezindawo zabantu

abebengenawo ugesi phambilini.

Imisebenzi yokhuculula seyenziwe ngcono

nayo. Umkhandlu sewuqalise ngomkha-

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!