29.12.2012 Views

HIV AND AIDS - Joburg

HIV AND AIDS - Joburg

HIV AND AIDS - Joburg

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

UMBIKO WAMAPHAKATHI NETHEMU WEMEYA YEDOLOBHA

� U

30

UKUPHEPHA KOMPHAKATHI

kuphepha komphakathi kwahlonzwa

njengengqala yeMeya ngokubhekelela

izikhalazo zezakhamuzi nabamabhizinisi

endawo ngezinga eliphakeme

lobugebengu.

UMkhandludolobha waseGoli ukholelwa

ngukuthi amazinga amanje obugebengu

aphezulu ngokungabekezeleleki. Usuzijube

ukuba ubehlise ubugebengu futhi uqinisekise

ukuthi iGoli liyindawo ephephile

yokuhlala, yokusebenzela nokuyivakashela.

UKULWA NOBUGEBENGU

UMkhandludolobha usuthathe izinyathelo

ezinqala ukwenza ngcono ukuphepha

komphakathi. Sewamukele indlela enemixhantela

eminingi yokwehlisa ubugebengu.

Lokhu kusho ukuthi uzokwesekela

futhi usebenzisane nezinhlelo zezinye

izinhlaka ekulweni nobugebengu eGoli.

Umbutho iSAPS yisona sakhiwo esibhekele

ukugcinwa komthetho ezweni. Ukweseka

nokusiza lombutho ekunqandeni ubulelesi

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!