29.12.2012 Views

HIV AND AIDS - Joburg

HIV AND AIDS - Joburg

HIV AND AIDS - Joburg

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

amaphoyisa kamasipala kanye nowokuphathwa

kwezimo eziphuthumayo.

Okwesibili, kuneminyango enikezela

ngemisebenzi yangaphakathi yokuxhasa

ezokuphathwa njengomnyango wokuthuthukisa

abasebenzi. Okokugcina kuneminyango

emisela imihlahlandlela bese ihlola

ukusebenza kwezinye izinhlaka zokusebenza,

ngokwesibonelo umnyango

omkhulu wezempilo, umisela inqubomgomo

yokukhomba ukusebenza

kwezikhulu ezizinze emahhovisi ezifunda

kanye nasemitholampilo. Lokhu kuqinisekisa

ukuthi umsebenzi owenziwayo

uqondiswa yizingqala zedolobhakazi lonke

kwezempilo nanokuthi inqubekelaphambili

ekufinyeleleni emigomeni

ebekiwe iyahlolwa icutshungulwe.

Idolobhakazi selimise izinkampani ezahlukene

ukuphakela ngemisebenzi ethile.

Amayuthilithi anikezela ngemisebenzi

yamanzi nokukhuculula indle (Joburg Water),

ugesi (City Power), kanye nokuthutha

imfucuza (Pikitup). Ama-ejensi abhekene

nemigwaqo namanzi ezikhukhula (Johannesburg

Roads Agency), amapaki namangcwaba

(City Parks) kanye nokuthuthukiswa

kwezindawo zomnotho (Johannesburg

Development Agency).

Izinhlaka ezisebenza sazinkampani

zihlanganisa iJohannesburg Zoo, Johannesburg

Civic Theatre, Metrobus, Johannesburg

Fresh Produce Market, Johannesburg

Property Company kanye neMetropolitan

Trading Company.

AmaHhovisi Esifunda 4 ethunzini leSentech

Tower

Lezi zinkampani ziphethwe yidolobhakazi

kanti ziphendula kulo idolobhakazi.

Ukumiselwa kwezinkampani ezahlukene

ngekwemisebenzi eyahlukene kusho

ukuthi ongoti baphethe umsebenzi

ngamunye. Ezokuphathwa ezingumnyombo

yizo ezixoxisana ngezinkontileka

nenkampani ngayinye. Lezo zinkontileka

zimisela imigomo yokusebenza kanti ihlale

ihlolwa njalo nje. Idolobhakazi ngakho-ke

liyakwazi ukuqinisekisa ukuthi umsebenzi

ngamunye uphakelwa ngamazinga

amisiwe futhi likwazi ukuthatha izinyathelo

uma imigomo kungafinyelelwa kuyo.

Idolobhakazi selihlele lamisela ukusebenza

indlela yokuhlola ukusebenza kanti yenza

15

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!